Newspaper
Isolezwe
Bakhala ngesihlava sokukhulelwa kwezingane ezina-10
LIFUNA bathathelwe izinyathelo ezinqala abakhulelisa izingane ezincane kuleli, ezinye zazo ezineminyaka engu-10, iPhini likaNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli elibhekele abesiFazane, iNtsha kanjalo nabaPhila nokuKhubazeka, uSteve Letsike. Likusho lokhu izolo, ngesikhathi kunesithangami sokubhunga ngalesi sihlava ezweni.
1 min |
July 10, 2025

Isolezwe
Kuse ngokunye belahlwa icala lokubulala umfundi
KUHLWE emini kubamangalelwa ababili ebebesolwa ngecala lokubulala ngesihluku umfundi waseDurban Girls Secondary, ijaji libalahla ngecala lokubulala eNkantolo eNkulu yaseThekwini, izolo.
1 min |
July 10, 2025

Isolezwe
Ufuna baboshwe abalwa nabokufika eKZN
UMNYANGO wezeMpilo KwaZulu-Natal usunxuse izinhlaka zomthetho ukuthi zibathele izinyathelo abakanisa emasangweni ezikhungo zezempilo esifundazweni, bevimba abokufika abangenamaphepha ukuba bangene ngaphakathi ngenhloso yokuthola usizo lwezempilo.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Umiswe iminyaka emithathu uMhlakwana etholakala nesikhuthazi esingavumelekile
UMGIJIMI waKwaZulu-Natal, uNkosikhona Mhlakwana, kuvela ukuthi umiswe iminyaka emithathu ngemuva kokuba iSouth African Institute for Drug-Free Sport imthole nesikhuthazi esingavumelekile egazini.
1 min |
July 10, 2025

Isolezwe
'Iphephile imisebenzi yadadlali abadayiswe neSuperSport United'
WONKE amandla awele kubadlali abebesemabhukwini eSuperSport United ngesikhathi idayiswa ngokuzokwenzeka ngekusasa labo njengoba sekulindwe ukuthi iPremier Soccer League (PSL) igunyaze indaba yeSiwelele FC.
1 min |
July 10, 2025

Isolezwe
ISilo sizohlonishwa ePhalamende lase-United Kingdom
ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini, sizohlonishwa ePhalamende laphesheya kwezilwandle, e-United Kingdom.
1 min |
July 10, 2025

Isolezwe
Kugqanyiswe amathuba ezokuxhumana kwelulekwa intsha engakachumi
ONKE amathuba empilo engiwatholile empilweni yami, angakhela imali, avezwe yindlela engisebenzisa ngayo izinkundla zami zokuxhumana ukuziveza ebantwini, okukubeka obala ukuthi iningi imali esingayenza ukuziphilisa uma sonke sizisebenzisa ngendlela efanele.
1 min |
July 10, 2025

Isolezwe
Ungubufakazi bokufezeka kwamaphupho owaseNdwedwe odlala kumaSharks
UKUKHULELA endaweni yasemakhaya futhi eshoda ngengqalasizinda yezinto eziningi ezimqoka, ezenza abanye banqindeke ukuphumelela ezintweni abazifisayo - akuyivimbanga impumelelo akhule ezifisela yona
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
UMapimpi usazozinikela ngokuphelele kumaBhokobhoko
UTHEMBISA ukukhipha wonke amandla anawo njalo uma enikwa ithuba lokudlala eqenjini lesizwe yize enokungabaza ngokuthi uzokwazi yini ukudlala eNdebeni yoMhlaba elandelayo umdlali wamaBhokobhoko, uMakazole Mapimpi.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Uhulumeni ukhuthuza abampofu ngesekisi alidlala ngabokufika
LIYIMBUDANE isekisi eliqhutshwa yiziphathimandla zezwe ngabokufika abaseNingizimu Afrika ngokungemthetho.
3 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Umasipala ukhala ngezakhamuzi ezigoloza ukukhokha
KUKHALWA ngezakhamuzi ezingaphansi kukaMasipala waseBig Five Hlabisa, okuthiwa zigoloza ukukhokhela izidingo.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Kubalulekile ukuhlanzeka kwamathoyilethi ezikoleni
MHLELI: Ngibonga ithuba lokukhuluma ngesihloko esisabayo ukusithinta kodwa okufanele ukuthi sisidingide ukuze kuqondiswe isimo esingesihle senhlanzeko emathoyilethi.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
AboSuthu bathemba uZwane ngenjejane
AMAZULU awayawathemba amagalelo nezinhlelo zomqeqeshi, u-Arthur Zwane, ukuthi uzokwazi ukupheka injejane okuqalwa kabusha ngayo iqembu.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Uyikake lapho ingalele khona uMkhwanazi
MHLELI: Ngibona sengathi ugagamele uLietenant General Nhlanhla Mkhwanazi ngokuya kwabezindaba ngezinkinga zasemaphoyiseni.
1 min |
July 09, 2025

Isolezwe
Inenge ijaji eyommangalelwa obezama ukubuyisela icala emuva
LIGCINE linengekile ijaji enkantolo eNkulu yaseThekwini izolo lathi ngeke liyibekezelele indaba kammangalelwa obelokhu ephakamisa isandla, ezama ukuphazamisa ngesikhathi kuqhubeka icala lokubulawa kowayengumfundi waseDurban Girls Secondary.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Ifolosa ngoGerda Steyn iHollywoodbets 10km yanonyaka
UZOFOLOSA ngensephe yeComrades Marathon, uGerda Steyn (osesithombeni), umjaho iHollywoobets 10km ohlanganisa nebanga lika-5km ozogijinywa kusukwa eHollywoobets Kingsmead Stadium,eThekwini, uphinde uphelele khona ngoAgasti 31.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Umlingisi wodumo ukhuza ibuya kwiScandal!
KULINDELEKE ukuba kushube kwiScandal! njengoba umlingisi uMakhaola Ndebele obenguReggie Pheko, uyise kaDintle Nyathi, ekhuza ibuya. Ngokusho kwesitatimende esithunyelelwe abezindaba, indawo kaReggie izoqala ukubonakala kulo mdlalo ngoJulayi 17. Siqhuba isitatimende sithe okuzosusa umsindo wukuthi uzothola ukuthi indodakazi yakhe isesithenjini sikaNhloso Gasa.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
UStemmer akamboni ongagudluza uChaine ezintini zePirates
UNOZINTI owavimbela i-Orlando Pirates iminyaka, uThabang Stemmer, akasiboni isidingo sokusayinisa omunye unozinti ngoba uSipho Chaine, okungelakhe ijezi, uwenza ngendlela encomekayo umsebenzi ekubeni nephini lakhe uMelusi Buthelezi kalikhalisi kangako.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Injabulo ibibuzwa eThekwini ngochibidolo lwemicimbi
MHLELI: Inyanga kaJulayi ingenye yezinyanga ekhethekile kubantu baKwaZulu-Natal, ikakhulukazi eThekwini namaphethelo ngenxa yemicimbi esuke ithe chithi saka ezindaweni eziningi ezakhele iTheku. Konke lokhu kusuke kubangwa ukuba khona komjaho wamahhashi obizwa ngeHollywoodbets Durban July.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Bavunwa wumthetho wePSL abanqatshelwa ukujoyina iChiefs
AVUNWA wumthetho abadlali abagolozelwa yiCape Town Spurs ukuthi bajoyine iKaizer Chiefs yize leli qembu laseKapa selehlele ebholeni lama-amesha kulandela ukudliwa yizembe kwiMotsepe Foundation Championship.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
I-BRICS ayivule amehlo ingabi yinja engenamazinyo
EKUYISIKHATHI sokuthi umfelandawonye wamazwe ozibiza nge-BRICS ukhombise ukuthi nawo unawo amazinyo okuluma kuzwakale emnothweni womhlaba.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Okuqaphelekayo ngomlando wabanukwa uMkhwanazi
BANOMLANDO okushiya ubambe ongezansi abanye okuvela amagama abo ezinsolweni ezishaqisayo ezenziwe nguKhomishana wamaPhoyisa KwaZuluNatal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Bachazwe yizigqoko ebezihambisana nengqephu ye-HD]
ITHIMBA labahleli bomcimbi waminyaka yonke womjaho wamahhashi ohambisana nengqephu esuke idida unwabu, iHollywoodbets Durban July, ebiseGreyville Racecourse, eThekwini ngoMgqibelo, libashayele ihlombe elikhulu abantu abebegqize ngezigqoko emisikweni abebehlobe ngayo kulo mcimbi.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Ukhala ngamahhovisi angakwazi ukwenza ama-smart ID
UNGQONGQOSHE wezaseKhaya uDkt Leon Schreiber, uthe angu-101 amahhovisi ezasekhaya angenabo ubuchwepheshe bokwenza ama-smart ID.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Asikhuthaze abafana ukuba basondele eNdlunkulu besakhula
BAYEDE Hlangalomhlabathi! INdlulamithi yamakhosi! Nina beSilo.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
OweMidlands nethemba lokubuya kwesasasa lebhola eMgungundlovu
USIHLALO ongumqeqeshi weMidlands Wanderers, uVincent \"Masenti\" Myeni, ukholwa wukuthi kuzolibuyisa ithemba nesasasa kubathandi bebhola baseMgungundlovu nakosomabhizinisi abancane bakule ndawo ukwenyukela kwabo kwiMotsepe Foundation Championship.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
OweJunior Eleven ufake iqembu endalini ekhala ngezindleko
NAKUBA iJunior Eleven beyiza kahle ngesizini yayo yokuqala esigabeni seSafa KwaZulu-Natal ABC Motsepe League kodwa usihlalo waleli qembu, uMthokozisi Khoza, uthi umkhizo ubusuzwela ejazini ngenxa yokwentula uxhaso okugcine ngokuthi afake iqembu endalini.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
OwamaProteas ukhuthaze injejane kowe DStv Schools Netball eKokstad
WAYENGUKAPUTENI weqembu lesizwe le-netball iSpar Proteas, uBongiwe Msomi, ukhuthaze abadlali abasebancane ngokulandela amaphupho abo kungakhathaleki ukuthi basuka ezindaweni ezinjani ukuze bafinyelele kwelenyoni kulo mdlalo webhola lomnqakiswano.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Kuboshwe ababili abebe udizili elolini elithwala amanzi eMbumbulu
KUBOSHWE umshayeli weloli elithwala amanzi ngaphansi kukaMasipala weTheku nomunye wabaholi bekomiti lewadi eSawpits, eMbumbulu izolo ababanjwe bempompa udizili elolini.
1 min |
July 09, 2025
Isolezwe
Ulaxaze esebheyili osolwa ngokubulala abayisithupha eMlaza
UVELE wasilaxaza isicelo sebheyili ngesikhathi evela eNkantolo yeMantshi yaseMlaza ngoMsombuluko, owesilisa waseSwatini, osolwa ngokubulala abayisithupha emijondolo yase-V6 eMlaza nyakenye.
1 min |