Facebook Pixel Read Newspaper from Best selling Magazines and Newspaper

يحاول ذهب - حر

Newspaper

Isolezwe

Isolezwe

Abamaloli basola amaphoyisa ngendluzula

ABENHLANGANO elwela amalungelo abashayeli bamaloli, i-All Truck Drivers Forum and Allied South Africa (ATDF-ASA) sebesole amaphoyisa ngokusebenzisa amandla awo kabi.

2 min  |

June 01, 2026

Isolezwe

UJay-Z ugadle kuNicki Minaj kwasuka ukushisa

KUSUKE umsindo enkundleni yokuxhumana i-X emva kokuba umrepha, uJay-Z, egxibhe uNicki Minaj waze wafaka negama lomyeni wakhe ongumlingisi, uKenneth Petty.

1 min  |

June 01, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Ubuyela eNorth West umcimbi wezindondo

U BUYELA esifundazweni iNorth West, owaqala kuso ngesikhathi usungulwa umcimbi wezindondo amaSouth African Music Awards (Sama).

1 min  |

June 01, 2026

Isolezwe

Uvalo kudutshulwa abangu-13 bebuka ibhola

NAMANJE akuvumi ukuthi bakukholwe okwenzekile abantu baseNsimbini, eMayville, ngeSonto ngemuva kokuba kudutshulwe abantu abangu-13 ebebehlezi bebuka ibhola endaweni yokucima ukoma yakuyona le ndawo.

2 min  |

May 29, 2026

Isolezwe

Idili lomculo kacothoza ePlayhouse

KUZOBE kusina kudedelana amaqembu omculo wesicathamiya eThe Playhouse, eThekwini, kusasa njengoba kuzobe kunomcimbi wesibili owaziwa ngokuthi Isicathamiya Concert.

1 min  |

May 29, 2026
Isolezwe

Isolezwe

I-The Ascots nobumnandi bekhethelo kwiHDJ

ABACULI abadume emhlabeni jikelele futhi abagokwe kumaGrammy, uBryson Tiller, Masego noSwae Lee bazoba yingxenye yobukhazikhazi beHollywoodbets Durban July (HDJ) yanonyaka, njengoba i-Ascots ilungiselela ukubamba iqhaza kule ndumezulu eseGreyville, eThekwini, ngoJulayi 4.

1 min  |

May 29, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Kukhuzwa ukusabalala kwamampunge 'ngabokufika abadune itekisi inabafundi'

IKHUZA ukusatshalaliswa kwezinsolo ezingamampunge ikhansela laseMgungundlovu, kulandela ukusabalala kwezindaba zokuthi abokufika bathumbe abafundi besikole saKwaMpumuza ngoLwesibili.

1 min  |

May 28, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Uvinqobe ngemfundo impi yezidakamizwa

KUZIKHULULA enkingeni ayezifake kuyona yokuluthwa nokulawulwa yisidakamizwa esiwumbulalazwe iwunga kuthele izithelo ezinhle nezibonakalayo kuThabiso Khumalo, eba ngesinye sezitshudeni ezithweswe iziqu eDurban University of Technology (DUT).

1 min  |

May 28, 2026

Isolezwe

Imibono ehlukene umlingisi evakashele onesifo sokuguga

UMLINGISI wakuleli, uDawn Thandeka King, ususe ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana ebonakala evakashele uSnenhlanhla Khoza (31) intokazi ephila ne-werner syndrome, isifo esingajwayelekile solibofuzo esidala ukuguga ngaphambi kwesikhathi.

1 min  |

May 27, 2026

Isolezwe

Ufisa ukuyeka ukufundisa uthisha oxakwe yindle egumbini lakhe

USECABANGA nokuyeka ukufundisa uthisha waseMlalazi Primary, eShowe, othi njalo uma kunguMsombuluko ufica ngenkunzimalanga yedede egunjini lakhe lokufundisa.

1 min  |

May 27, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Ujokhi owaziwayo uthweswe amacala enkohlakalo

KUBE nokushageka nokushukuma kwesimo emkhakheni wezomdlalo wamahhashi, okudalwe wukutholwa necala kukajokhi owaziwayo uSmanga Khumalo, emva kophenyo obelenziwa ngabophiko olubhekele ubuqotho kulo mdlalo iNational Horseracing Authority (NHA).

1 min  |

May 27, 2026
Isolezwe

Isolezwe

'Abasafuneki othisha abadube ukufundisa bebalekela amakhamera'

ABAZALI ebebevutha bengabaselwe emhlanganweni, bamtshele kwezikabhoqo uMphathiswa wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka, ukuthi abasabadingi esikoleni sabo othisha abalaxaza ukufundisa bedinwa ukufakwa kwamakhamera.

2 min  |

May 27, 2026

Isolezwe

Zilikhalele iphoyisa 'elidlwengule' umfundi

KULINDELEKE ukuthi lisifake ngoLwesihlanu isicelo sebheyili iphoyisa eliboshelwe icala lokudlwengula, amabili okuzama ukubulala, kanjalo nelokuqhumisa isibhamu emphakathini.

1 min  |

May 26, 2026

Isolezwe

Zikuvothandaba izinhlelo zokuhlonipha uJohnny Clegg nge-albhamu

AYA ngokuvuthwa amalungiselelo ezinhlelo zokuhlonipha nge-albhamu ingqalabutho yomculi wakuleli uJohnny Clegg, ongasekho emhlabeni.

1 min  |

May 26, 2026

Isolezwe

Utaku phezu kolunye kuBrown Mogotsi

KUVELE izinsolo ezishaqisayo ngosomabhizinisi obuye azibize ngengede yamaphoyisa, uMnuz Brown Mogotsi, ecela ibheyili eNkantolo yeMantshi yaseJohannesburg izolo.

1 min  |

May 26, 2026

Isolezwe

I-UKZN nocwaningo lobuhle bezibonelelo zikahulumeni

UCWANINGO olwenziwe yi-University of KwaZulu-Natal (UKZN) seluveze ukuthi ukuqhuba izinhlelo zezibonelelo zikahulumeni zokwaxa nokwehlisa umthwalo ebantwini abangasebenzi kungasiza ukwehlisa izinga lokucindezeleka emigondweni yabo.

1 min  |

May 26, 2026

Isolezwe

Baxwayisa iSassa ngabangazitholi izibonelelo ngenxa yophenyo

KUKHISHWE isexwayiso esivuthayo enhlanganweni ekhokha izibonelelo zikahulumeni kuleli, iSassa ngabantu ababuya belambatha bengayitholi imali yabo njengoba kuqhubeka uphenyo lokuthola izipoki ezitamuza imali yesibonelelo kungafanele.

1 min  |

May 26, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Izinga beliphakeme kwiNkandla May enqotshwe uNkingentsha

UMPHATHISWA wezeMidlalo nokuNgcebeleka KwaZulu-Natal uMntomuhle Khawula, uthi ufuna ukuthi imijaho yokutelebhela kwamahhasi esingenise komasipala abehlukene esifundazweni ithuthuke ize ifinyelele ezingeni lokuthi ibe nesiteki sika-R1million.

1 min  |

May 25, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Izinsolo zokweba isibhamu ephoyiseni 'elibulawe' elinye

KUVELA izinsolo zokuthi lalisithathe ngozwane isibhamu sikazakwabo, iphoyisa lase Village eWellbedacht, elithunjwe abantu abangaziwa ngeSonto eledlule, latholwa lidindilizile, eChatworth ngoMsombuluko.

1 min  |

May 25, 2026
Isolezwe

Isolezwe

UMroza uqhakambisa imfundo kwabasemakhaya

U MSAKAZI woKhozi FM, uNonhlanhla \"Mroza\" Buthelezi osakaza uhlelo lwasekuseni uthi ukufuna ukuthola ulwazi lokugonda kahle ezamabhizinisi ikakhulukazi abheka izinhlangano zasemakhaya yikhona okumenze wabuyela esikoleni.

1 min  |

May 22, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Kuzohlomula nosomabhizinisi bendawo kwiNkandla May

KUBHEKWE ukuthi kuhlomule osomabhizinisi bendawo futhi kusimame nomnotho ngenxa yendumezulu yomjaho wamahhashi, iNkandla May ozokuba KwaNontshiza, ku-ward 5, kusasa kusuka ngo-9 ekuseni.

1 min  |

May 22, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Kusolwa uzakwabo wephoyisa litholwa libulewe

BASOLA ukuthi uzakwabo onesandla ekubulaweni kwephoyisa elitholwe lidindilizile linamanxeba okudutshulwa ngoMsombuluko eSilverglen, eChatsworth, okuyindawo ecezile ephinde ibe nehlathi eduzane.

1 min  |

May 22, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Zisengcupheni yokuxoshwa izitshudeni iNSFAS imisa uxhaso

AKUCACI ngekusasa lezitshudeni ezevile ku-12 000 eziphucwe uxhaso iNational Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), njengoba kuthiwa kunophenyo olwenziwa yilesi sikhwama.

1 min  |

May 21, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Iconsisa amathe imiklomelo yeNkandla May 2026

SIKHUSHULIWE isiteki somjaho omkhulu wamahhashi kwiNkandla May Horseracing ozokuba KwaNontshiza ku-ward 5, ngoMgqibelo kusuka ngo-9 ekuseni.

1 min  |

May 21, 2026

Isolezwe

I-DA ithi ibambe ngakho kuphenywa inkohlakalo eThekwini

I-DA ishayele ihlombe isinqumo sekomiti lasePhalemende elibhekelele ukusebenza kwemali yomphakathi sokuphenya izinsolo zenkohlakalo kuMasipala waseThekwini.

1 min  |

May 20, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Baningi abangayizwa eyokulingisa ukuya ocansini

EMINYAKENI edlule kwakungeyona inkinga uma kudingeka ukuthi abalingisi bashuthe iziwombe ezibenza bathintane nozakwabo okanye izindawo belingisa ukuya ocansini uma belingisa indawo yokuthandana.

1 min  |

May 20, 2026

Isolezwe

Intukuthelo ngenkosi esolwa ngokudayisa umhlaba 'isinyelela'

UVUTHA ungabaselwe umphakathi waseNsingweni, eNdwedwe, usola inkosi yakule ndawo, yakwaShangase (elingatholakalanga igama lakhe) ngokwenza noma yini eyithandayo selokhu ingene esihlalweni ngemuva kokukhothama kukayise.

1 min  |

May 20, 2026
Isolezwe

Isolezwe

UBonko uyaziphendulela ngezinsolo zocansi

USEGCINE ephumele obala umlingisi uBonko Khoza ngezinsolo ezimbi ezibhekiswe kuye ngomunye wozakwabo emkhakheni wokulingisa uNirvana Nokwe-Mseleku.

1 min  |

May 20, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Ulaka emaNazaretheni ngamatende e-ANC ethempelini

A YAVEVA amalungu ebandla lakwaShembe, ohlangothini lwaseBuhleni, kulandela ukubonakala kwamatende anemibala ye-ANC, egxunyekwe ngaphakathi ethempelini laKwaMagqibagqiba, KwaMaphumulo.

1 min  |

May 20, 2026

Isolezwe

Kusolwa eyemali yesivikelo kusocongwa umfelokazi obenesitolo

KUSOLWA ukunqaba nemali yesivikelo kubulawa ngesihluku owesifazane obenesitolo emzini wakhe kwaFelikisi, eBhekulwandle, ngaseManzimtoti.

1 min  |

May 19, 2026

الصفحة 1 من 33