Try GOLD - Free
I-BRICS ayivule amehlo ingabi yinja engenamazinyo
Isolezwe
|July 09, 2025
EKUYISIKHATHI sokuthi umfelandawonye wamazwe ozibiza nge-BRICS ukhombise ukuthi nawo unawo amazinyo okuluma kuzwakale emnothweni womhlaba.
-
Ngempelasonto la mazwe akhalaze ngesinyathelo sikaMengameli Donald Trump waseMelika sokwenyusa intela yentengo kuyo yonke imikhiqizo edayiselwa izimakethe zaseMelika. Abe-BRICS bakhononde ngokuthi lo mnyakazo kaTrump uzolimaza isimo somnotho samazwe ngamazwe.
This story is from the July 09, 2025 edition of Isolezwe.
Subscribe to Magzter GOLD to access thousands of curated premium stories, and 10,000+ magazines and newspapers.
Already a subscriber? Sign In
MORE STORIES FROM Isolezwe
Isolezwe
I-UCT nocwaningo ngokungaqasheki kwentsha
ABANTU abasha abafundele imikhakha ehlukene yemfundo ephakeme basuke bebheke ukuthi ukuqashwa kwabo kulele ekutheni babizwe kwinhlolokhono yomsebenzi, okubanika ithuba lokuzidayisa ngokusho okuhlabahlosile okungadoba iso nendlebe kwabagashayo.
1 min
June 03, 2026
Isolezwe
Zithuka izanya izihlobo zikathisha obulawe ngesihluku
ZITHUKA izanya izihlobo zikathisha waseMkhombe High, oMbimbini Reserve, KwaNongoma, kulandela ukudutshulwa kwakhe ngesihluku, kade kunohlu lwabomndeni abazobulawa okuthiwa beluzungeza ezinkundleni zokuxhumana.
2 mins
June 03, 2026
Isolezwe
Kusolwa izidakamizwa ngogwaze wabulala uyise
USALE udidekile umndeni wowesilisa obebaleke kubo emva kokugwaza uyise afe esebuya ekhaya esezwakala ingqondo ingasathathi kahle, wabuye wanyamalala engakabizwa amaphoyisa.
1 mins
June 03, 2026
Isolezwe
Ayingithusi eka-R1 million wokukhokhela ozongibulala: Phakel'umthakathi
ISHINGA lakwaMandlakazi, KwaNongoma, enyakatho yaKwaZulu-Natal, eliyisishoshovu sezamasiko uPhakel' umthakathi, selidalule ukuthi alithuswa nakancane yisenzo sabantu bokufika, elibasola ngokuthi bahlanganise u-R1 million wokukhokhela inkabi ukuthi imsoconge.
1 min
June 03, 2026
Isolezwe
Kuhambe induna yabalandeli beNdlamlenze
ISIHLABANI sikamaskandi, uKhuzani \"Indlamlenze\" Mpungose, sigqemeke udume lwengozi sishiywa emhlabeni yinduna yabalandeli baso baKwaNongoma, uXolani \"Sdakamizwa\" Mathe.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Owe-kwaito necwecwe lohambo lweminyaka ewu-25 emculweni
U MCULI wekwaito uNkiyase Mondlana-Mbatha usedalule ukuthi uzosebenzisa icwecwe lakhe lesihlanu ukugubha iminyaka engaphezu kuka-25 esendimeni yezobuciko, nokuzoba yindlela yokukhombisa abeza ngemva kwakhe okungabasiza ukubukela esigabeni akusona.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Bazophunyuzwa wukuboshwa kwesoka elisolwa ngokubulala
UMNDENI wowesifazane ongasekho waseShakashead, KwaDukuza, ufuna amaphoyisa athungathe uyise wengane yakhe, ambophe, kulandela ukuvela kwezinsolo zokuthi umbulale ngoshevu.
2 mins
June 02, 2026
Isolezwe
Bafuna izimpendulo ngokuthiwa ubulawe wugandaganda
UFUNA izimpendulo ezizwakalayo umndeni wowesilisa waseDriefontein, oThongathi, kulandela isigameko sokufa kwakhe emsebenzini ngoMgqibelo, kuthiwa ushayiswe ugandaganda.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Abamaloli basola amaphoyisa ngendluzula
ABENHLANGANO elwela amalungelo abashayeli bamaloli, i-All Truck Drivers Forum and Allied South Africa (ATDF-ASA) sebesole amaphoyisa ngokusebenzisa amandla awo kabi.
2 mins
June 01, 2026
Isolezwe
UJay-Z ugadle kuNicki Minaj kwasuka ukushisa
KUSUKE umsindo enkundleni yokuxhumana i-X emva kokuba umrepha, uJay-Z, egxibhe uNicki Minaj waze wafaka negama lomyeni wakhe ongumlingisi, uKenneth Petty.
1 min
June 01, 2026
Listen
Translate
Change font size
