Facebook Pixel Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com
Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 10,000+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

Isolezwe

|

June 12, 2026

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

- NKOSIKHONA CELE

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

Uvele afikelwe yizinyembezi uNkk Nokuthula Mtshali uma echaza indlela indodakazi yakhe, uNksz Gcinile Thango (21) eshone ngayo. Elandisa uthe indodakazi yakhe iye esibhedlela iyoteta, kuthe uma ifika khona baphuza nokuyinikeza usizo, kodwa yagcina ilutholile. Uthe beyopha kakhulu kungaqondakali ukuthi lokhu kudalwa yini. Uveze ukuthi indodakazi bagcine beyinakile bayisiza bayitetisa.

"Eseqedile ukuteta uqhubekile wopha kakhulu-ke manje," kuchaza yena. Uthe obekubakhathaza njengomndeni wukuthi umufi akazange akuthole ukunakekelaka okufanele umuntu osuke eqeda ukuteta esibhedlela.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.

time to read

2 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades

KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Isolezwe

Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu

EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size