Facebook Pixel Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com
Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 10,000+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

Isolezwe

|

June 12, 2026

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

- INTATHELI YESOLEZWE

I-Joburg Crisis Alliance (JCA) ithe iyasigxeka kakhulu lesi sigameko esishiye abanye abantu abayisishiyagalombili belimele kanzima emva kokudubuleka.

Ngokwamaphoyisa, ababulali batheleke kule ndawo ngetekisi kusanda kushaya u-11 ebusuku, bavulela ngenhlamvu ezakhiweni ezehlukene. Amaphoyisa athe bangu-11 abafe ujuqu kwathi omunye washonela esibhedlela abephuthunyiswe kuso.

Kuhlanganiswe ithimba lezobunhloli, ongoti bokuqoqwa kobufakazi kanye nabaseshi ezingeni lesifundazwe ukuba bathungathe ababulali. Kuthiwe imbangela yokuhlasela beyingakaziwa, amaphoyisa ayaphenya.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.

time to read

2 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades

KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Isolezwe

Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu

EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size