Try GOLD - Free
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
Isolezwe
|June 12, 2026
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
UNksz Nonhlanhla "Nhlanhlo" Shezi (34) kuthiwa wagcina ukubonwa ngoMeyi 15 exabana noyise wezingane, emshaya, emqashweni wabo osendaweni yaseKotishini. Kuthiwa le ndawo ayiqhelile nakubo kamgilwa kangangokuthi ubebuye ahambe ngezinyawo uma esuka kubo.
Ngokusho kukanina, uNksz Hlengiwe Shezi, umgilwa ubengapheli ekhaya nakuba ebehlala emqashweni. Uthe ubefika cishe zonke izinsuku ekhaya, ahlale isikhashana, bese ebuyela emqashweni lapho abehlala khona nendodana (11), indodakazi (9) noyise wezingane.
Uthe kwakunguMeyi 17 nonyaka eqaphela ukuthi uNksz Shezi bekufanele afike ekhaya, kodwa laze layozilahla kunina engabonwa.
"Ngamshayela ucingo, lwabanjwa yisoka lakhe, lathi alazi ukuthi uphi, lathi uhambe ngoLwesihlanu ebusuku kade bexabana," kusho uNksz Shezi.
This story is from the June 12, 2026 edition of Isolezwe.
Subscribe to Magzter GOLD to access thousands of curated premium stories, and 10,000+ magazines and newspapers.
Already a subscriber? Sign In
MORE STORIES FROM Isolezwe
Isolezwe
Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini
UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli
SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades
IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta
UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Isolezwe
Izinkanyezi
ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.
2 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades
KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.
1 mins
June 10, 2026
Isolezwe
Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu
EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.
1 mins
June 10, 2026
Listen
Translate
Change font size

