Try GOLD - Free
Izinkanyezi
Isolezwe
|June 11, 2026
ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.
-
Nikeza abanye ithuba lokuba benze okuthile ukuze nawe ufunde kubo. Bugcine ubuhlakani ngoba kukhona ulwazi ongaluthola kwabanye .
TAURUS: Apr 20 - May 20 KUBUKEKA unozwelo kulesi sikhathi. Kukhona okungenzeka okungadinga ukuba ukhombise ukuzwelana nezihlobo noma abangani futhi ubanikeze uthando kodwa uqaphele ungazitholi izinkinga seziwela kuwe.
GEMINI: May 21 - Jun 20 KUZOMELE ugaphele kukho konke okwenzayo kulesi sikhathi. Sebenzisa ubuhlakani bakho uqale ibhizinisi ngoba kukhona ongakuzuza ngalokho. Konke kulele emandleni akho ukuba ukhombise ikhono lakho.
CANCER: Jun 21 - Jul 22 UKUTHUTHUKA kwezinga lakho lokusebenza nomdlandla onawo kuzokusiza ukwazi ukubhekana nabo bonke ubunzima ongahlangabezana nabo. Muningi umsebenzi okubhekile kodwa bekezela ngoba kukhona ozokuzuza ngalokhu.
This story is from the June 11, 2026 edition of Isolezwe.
Subscribe to Magzter GOLD to access thousands of curated premium stories, and 10,000+ magazines and newspapers.
Already a subscriber? Sign In
MORE STORIES FROM Isolezwe
Isolezwe
Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini
UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli
SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades
IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta
UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Isolezwe
Izinkanyezi
ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.
2 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades
KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.
1 mins
June 10, 2026
Isolezwe
Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu
EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.
1 mins
June 10, 2026
Listen
Translate
Change font size

