Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 9,500+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

Newspaper

Isolezwe

Isolezwe

Kucijwe intsha yaseMvoti ngamakhono engawafundela

KUCIJWE intsha yaseMvoti ngamakhono engawafundela ezikhungweni zemfundo ephakeme emcimbini obuseGreytown Hall eMgungundlovana muva nje.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

Izoholwa yizingwevu i-ANC ezifundeni zaseKZN

BASALE ngaphandle abaholi be-ANC ezifundeni ezinkulu zaKwaZulu-Natal, iTheku neMoses Mabhida, ngesikhathi kuqokwa abazohola amathimba esikhashana azophatha i-ANC kulezi zifunda.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

Ziyivivele iFluminense izethenjwa zeDowns kowe Fifa

UKUVALELEKA ekhoneni kweMamelodi Sundowns ngokuthi kufanele iwunqobe noma yikanjani umdlalo wokugcina ka-Group F neFluminense, kwenza leli qembu laseChloorkop libe yingozi ngokwadlulele ezitheni zalo zaseBrazil, kwiFifa Club World Cup abazodudulana nazo namuhla ngo-9 ebusuku, eHard Rock Stadium, eMiami. Lokhu kuvele ezinkulumweni zabadlali beSundowns, uThapelo Morena noMarcelo Allende, ngesikhathi bedlana indlebe nethimba labezindaba leSundowns ngalo mdlalo obhekwe ngabomvu.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

Ziyaqonga izinkinga kuMasipala waseJozini izisebenzi zingaholi

ZIYA ngokwanda izinkinga zikaMasipala waseJozini, enyakatho neKwaZulu-Natal, kuputshuka incwadi ethi ngeke zihole izisebenzi namuhla.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Usola ubudedengu bamaphoyisa adubule 'ngephutha' itekisi yakhe

USOLA ubudedengu bamaphoyisa umnikazi wetekisi okuthiwa idutshulwe ngamaphoyisa ngephutha eyifanisa nenye, kwalimala abagibeli eBurnedale Farm, eBallito, ngoMsombuluko ebusuku.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Owe-Orbit ethubeni lomlando ngokufaka iqembu kwiPremiership

NGAPHANDLE kokuthi i-Orbit College isethubeni lokukhushulelwa esigabeni seBetway Premiership ngesizini yayo yesibili esigabeni seMotsepe Foundation Championship, umqeqeshi waleli qembu, uPogiso Makhoye (osesithombeni), usethubeni lokuziqophela owakhe umlando njengomqeqeshi odlondlobalayo.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Libhekwe kwamathathu elizodla umhlanganiso kwiDundee July

UBONA ingqwele yanonyaka yeDundee July Horse Racing, izophuma phakathi kwamahhashi amathathu okubhekeke ukuba adlane imilala kube ncane indawo, usihlalo weKwaZulu-Natal Rural Horse Racing Association, uMenzi Buthelezi.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

U-Ouaddou akezwani namavila: umdlali

UVusi Sibiya obeyibamba maphakathi emuva kwiGallants obengesinye sezithenjwa zikaOuaddou, uchaze lo mqeqeshi njengongezwani namavila.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Uqome iPirates 'ohluphayo' obekhonjwa kwiChiefs

UKUVUMA kukaSipho Mbule ukusayina inkontileka ne-Orlando Pirates kufana nokuzibophezela ekutheni uzoqhela kubangani ababi nasebemakhele igama elibi lokuziphathisa ‘okukajosaka' uma engaphandle kwenkundla ngoba leli qembu linomlando wokungathi nsi kwabanalowo mkhuba.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

Ayifakelwe izibuko eyezingozi emuva kwemibuthano yepolitiki

UKWANDA kwezingozi zomgwaqo ezidlula nemiphefumulo yabantu ngemuva kwezimbizo zamaqembu epolitiki kumele kube yinto ekhathaza iziphathimandla ezibhekele ukuphepha emigwaqweni kuleli.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

UFISA KUBE NOKUTHULA E-MIDDLE EAST UMBHISHOBHI WASESHESHI, UDKT. MAKGOBA

UMBISHOBI webandla lamaSheshi, eCape Town, uDkt. Thabo Makgoba, obeyisikhulumi sosuku emcimbini obubanjelwe eBandla Hotel, eBallito, lapho uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu, ubuhlele ukuhlanganiswa kwamakhosi asemancane nezimeya ezisencane befundiswa ngokuphatha.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

IPirates yethule ijezi elisha lesizini ka-2025/2026

LAMUKELWE ngezindlela ezingafani ijezi elisha le-Orlando Pirates elethulwe ngabakwaAdidas izolo.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Ukhonjwa kwephumayo kwi-Arrows umgadli waseMphithi

ZOBUYELA ekuthungatheni umsebenzi umgadli weLamontville Golden Arrows, uRyan Moon, njengoba kuvela ukuthi ngeke ivuselelwe inkontileka yakhe naleli qembu laseThekwini, ephela ngoJuni 30.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

Usizi ingane iphonseka esitamkokweni esicekelwe phansi

KUKHIPHE isidumbu somfundi ukwebiwa kwesivalo esiyinsimbi sesitamukoko esikoleni iGuzana High, eShayamoya, KwaDukuza, ngoMgqibelo.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

U-Amanda uthembisa isifundo ngendawo ayilingisa emdlalweni u Shaka-llembe

U-AMANDA Seome olingisa indawo kaNtombazana emdlalweni uShaka-llembe, athi izokwenza ababukeli bayithande abanye bayizonde

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

U-Ellis uyalethemba eleBanyana elizovikela eseWafcon

UKHOLELWA ekutheni uqoke iqembu eliqinile elizokwazi ukuvikela indebe yeWomen's Africa Cup of Nations eMorocco ngenyanga ezayo umqeqeshi weBanyana Banyana, uDesiree Ellis.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Uthobeke amanxeba umndeni benikezwa odilikajele abasoconga umlandeli kaZandile Gumede

UTHOBEKE izinhliziyo umndeni womlandeli omkhulu kaNkk Zandile Gumede, owadutshulwa wabulawa esigamekweni esenzeka eCornubia ngo-2021.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

OweMK usabisa ngokuthathela uShivambu izinyathelo zomthetho

OKHULUMELA İMK, uMnuz Nhlamulo Ndhlela, usabisa ngokumthathela izinyathelo obengunobhala jikelele weqembu, uMnuz Floyd Shivambu, emva kokuba emsole ngokusebenzisa izidakamizwa nokucwila ezinkambeni zikaFaro.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

AbeSafa King Cetshwayo bahloniphe ingwevu yeSafa

ONGUMENGAMELI wesifunda, iSafa King Cetshwayo, uBright Gumede, uthi babone kufanele bambonge esaphila uJeremiah \"Ace\" Mdlalose, owayengumengameli weSafa Zululand nowahlonishwa yisigungu sikazwelonke seSafa njengelungu layo laphakade.

1 min  |

June 25, 2025
Isolezwe

Isolezwe

UKhumalo nentshisekelo yomunye umlando kwiDurban July

UBONA umjaho wanonyaka weHollywoodbets Durban July, uyithuba lokuqopha omunye umlando ujokhi wakuleli, uS'manga Khumalo.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

Ukhathazekile ngokufa kwabasebenzi abakha izakhiwo

UMPHATHISWA woMnyango weMisebenzi yoMphakathi, uMnuz Martin Meyer, usezwakalise ukukhathazeka ngezigameko zokufa nokulimala kwezisebenzi lapho kwakhiwa khona kulesi sifundazwe.

1 min  |

June 25, 2025

Isolezwe

Ushiye amawele anenyanga umahosha obulawe yikhasimende

WEDLULEemhlabeni washiya amawele owesifazane okuthiwa ubedayisa ngomzimba, okuvela ukuthi ubulawe yikhasimende lakhe eVerulam, eThekwini, ngeSonto.

1 min  |

June 24, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Lithakwe ngenjejane eleBanyana eliya kwiWafcon

SITHAKWE ngabadlali abasebancane isikwati seBanyana Banyana esithweswe ijoka lokuvikela ngempumelelo indebe yeWomen's Africa Cup of Nations (Wafcon) eMorocco, ngenyanga ezayo.

1 min  |

June 24, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Lokhu kuthwasa kwanoma ngubani kwandiswa yindlala yesisu neyolwazi

KUNOMBUZO ojulile othunyelwe omunye wabalaleli ukuthi kwenziwa yini kube khona lapho izingane noma abantu bonke basekhaya bazithole sebethwasa? Kokunye uye kugobela, uyafika athi kuzokufanele omunye athwase, kuthi esethwasa bese kukhonjwa omunye futhi naye kuthiwe akathwase.

2 min  |

June 24, 2025
Isolezwe

Isolezwe

OweDortmund uthipha iSundowns komgoka weFifa

UMQEQESHI weBorussia Dortmund, uNiko Kovac, akaboni iFluminense yaseBrazil iyiqatha elingabinda iMamelodi Sundowns emdlalweni ozocacisa okuningi ngo-Group F weFifa Club World Cup eqhubekayo e-United States of America (USA).

1 min  |

June 24, 2025
Isolezwe

Isolezwe

AZIZWA EKHUTHAZEKA NGEQHAZA ALIBAMBA EKUFUKULENI INGOMA AMAKHOSI AHLONISHWE NGUMNYANGO KA-MFU. BUTHELEZI

AMAKHOSI ahlonishwe nguNgqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nobuHoli boMdabu, uMfu. Thulasizwe Buthelezi, athi kuwajabulisile ukuhlonishwa ngalendlela ngoba kusho ukuthi akwenzayo kuyabonakala.

1 min  |

June 24, 2025

Isolezwe

Sinomphathi oyisinqawunqawu ophikweni lasesibhedlela sethu

MHLELI: Sinenkinga esibhedlela esisebenza kuso iChris Hani Baragwanath ophikweni lwe-Surgical Department.

1 min  |

June 24, 2025

Isolezwe

Baluhleka usulu uphenyo lukandunankulu ngo-R100m wesikhwama sentsha

BABONA uphenyo lukaNdunankulu waKwaZulu-Natal lwezinsolo zokungalandelwa kwemigomo ekukhishweni kuka-R100 million wokuxhasa amabhizinisi aphethwe intsha, kuyimizamo yokuvala imilomo labo abakhalayo.

1 min  |

June 24, 2025

Isolezwe

Unina kamsolwa ufisa bakhumelane umlotha ngowabulawa wagqitshwa

KUZOBIZWA ofakazi abangu-22 uma sekuqala ukuqulwa kwecala lokubulawa kukaNksz Ayabongwa Mjilo (23) okwatholakala isidumbu sakhe sigqitshiwe ngemuva kwendlu maqede kwaboshwa uMnuz Mfanafuthi Kunene (37).

1 min  |

June 24, 2025

Isolezwe

Amaqembu amaningi ayenza ibe buthaka ipolitiki ezweni

MHLELI: Ngicela ukubeka uvo lwami ngesinye sezizathu ezenza ukuba ezombangazwe eMzansi ziye ngokuba buthaka unyaka nonyaka.

1 min  |

June 24, 2025