Newspaper
Isolezwe
UZuma akaphume kithi, kade saphuma kuye: ANC
I-ANC ifuna owayengumengameli wayo iminyaka eyishumi, uMnuz Jacob Zuma, amukele ukuthi kuphelile obekumhlanganise nale nhlangano.
1 min |
June 27, 2025
Isolezwe
Umyalelo oqinile kuvalwa isidleke somzambiya owumbombayi
KUHLATSHWE ikhwelo kwabadayisa utshwala lokuthi baqinisekise ukuthi babeka phambili ukuphepha kwabantu, bangadayisi utshwala obungumbombayi.
1 min |
June 27, 2025
Isolezwe
Okuhle kodwa kwabeBanyana Banyana eMorocco
IQEMBU lesizwe lebhola likanobhutshuzwayo, iBanyana Banyana, lifulathele elakuleli ngoLwesibili, libhekise amabombo eMorocco lapho liyomela khona iNingizimu Afrika emqhudelwaneni we-Women's Africa Cup of Nations (Wafcon).
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Ngeke sisebenzise u-R700 million engxoxweni kazwelonke - Ramaphosa
UMENGAMELI Cyril Ramaphosa uthe bafuna ibe ngaphansi kakhulu kuka-R700 million, imali ezosetshenziselwa ukuhlela nokusingatha ingxoxo ngesimo sezwe.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Kuzokhangiswa izikhala eziwu-20 zodokotela eKZN
UMPHATHISWA wezeMpilo KwaZuluNatal, uNksz Nomagugu Simelane, useveze ukuthi kuzokhangiswa izikhala zodokotela eziwu-20, ezinsukwini eziyisikhombisa ukuzama ukwehlisa isibalo sodokotela abangasebenzi esifundazweni.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Ushiya umculo umaskanda osolwa ngokubulala abantu abawu-10
SESIVIKE izithunzi saze saqoma ukuhoxa emculweni isihlabani sikamaskandi, uBukelani \"Dlubheke\" Khuzwayo, ngenxa yokubona engaphephile.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Udalwa yini umkhuba wokungakhokhelwa ngesikhathi kwabasebenza nohulumeni?
KUYICHILO ukuthi isililo sosomabhizinisi \"abancane\", amaciko, nabanye abenzela uhulumeni imisebenzi abalindiswa izinyanga bengakhokhelwe inkece wuhulumeni - silokhu siqhume njalo, ngale kokungenelela ngokugculisayo kweziphathimandla, sibe siyisizwe sama-Afrika esikhule saluswa ngobuntu.
2 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Isiheha izivakashi zakwamanye amazwe indawo ayishiyelwa ngunina
SIHEHA nezivakashi zakwamanye amazwe indawo yokulala esetshenziselwa amaholidi, iFJ Places B and B eseGlenwood eThekwini, ephethwe ngowesifazane owayishiyelwa ngunina ongasekho emhlabeni.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Kufezeke iphupho kwi-Orbit ingena kwiPremiership
UFEZEKE iphupho kubathandi bebhola basesifundazweni iNorthWest ngesikhathi i-Orbit College ikhuphukela esigabeni seBetway Premiership ngokuguqisa iCape Town City emdlalweni wayo wokugcina wamaPSL Promotion Play-Offs, e-Olympia Park, eRustenburg, izolo ntambama.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
AbaseBuhleni bathi phansi amaphaphu ngendawo iNtanda
KUBE yizindaba ezimnandi kumaNazaretha aseBuhleni ukuthola ukuthi asenayo indawo angayisebenzisa njengoba kungena umhlangano kaJulayi ngenyanga ezayo. Kuleli sonto
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
ISafca ayineme ngezinkunzi zePSL eziqeqeshwa ngabokufika
UMENGAMELI weSouth African Football Coaches Association (Safca), uGreg Mashilo, uthi nakuba bekujabulela ukuthi maningi amaqembu anikeze abaqeqeshi bakuleli amathuba ezingeni eliphezulu, kodwa kuningi okungcono okusengenziwa.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Kuvela okushaqisayo ngokugestshengwa komlingisi woZalo
Echaza ngesigameko esehlele uSimthande, umfowabo uLomsongaka Myeza, uthe uSimthande wathunjwa egibela imoto ekhokhelwa ngebanga elihambile yakwaBolt.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Isifundazwe sakithi kumele sihlanjululwe ngokwesintu
MHLELI: Ngiyolokhu ngikhalile ngokuthi izinto ezenzeka ezweni, ikakhulukazi esifundazweni sakithi iKwaZulu-Natal ezishiya kukhalwa, zinogcobho phakathi.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
UDearnaley ukhala "ngamawala" ekuxoshweni kwenqwaba yabadlali kuMaZulu
OWAYENGUMGADLI waMaZulu FC eminyakeni edlule, uGeorge \"Madl'inyoka\" Dearnaley, ubona kube ngamawala ukudedela inqwaba yabadlali kwaleli qembu okuvela ukuthi likhuculula abangalisizi ngalutho.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Osomabhizinisi abadumile bakhala ngemikokotelo yezimpahla abazikhiqizayo
UDJ Zinhle useveze ukuthi kuyacasula ukuthi kube khona abantu abenza imikokotelo yezimpahla zabo, ekubeni bengazisungulela awabo amabhizinisi badayise njengabo.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
UDladla usale nemibuzo exoshwa kwiDurban City
USALE ekhungathekile umqeqeshi, uSimo Dladla, okhonjwe indlela yiDurban City emuva kokuyikhuphulela kwiBetway Premiership.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
AmaProteas esifazane abuye nezifundo eWest Indies
UKHOLWA wukuthi bathole izifundo abebezidinga ohambweni lwabo lwaseWest Indies umqeqeshi weqembu lesizwe labesifazane, uMandla Mashimbyi.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Ukusebenza nabasubathi kumenze washintsha impilo yakhe
UBONGA ukuqashwa enye yezinkampani ezinkulu kuleli athe kwamsiza ekutheni anakekele umzimba wakhe owesifazane waseNewlands, eThekwini, uNksz Nokuthula Zola Phoswa.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Uphuma emndenini onomlando webhola okhonjwa kwiChiefs
KUBHEKWE ukuthi afike nokuzosiza iqembu ukuthi libe yingozi uma lihlasela umdlali wasesiswini, u-Ethan Chislett, okuvela ukuthi usayiniswe yiKaizer Chiefs.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Sebezakhele udumo ngamanoni angasoze abuna
IZINKAKHA emculweni wezimfijoli nowamakhwaya, uLucky Nkosi noMduduzi \"Zulu Pavarotti\" Majola, zishisa izikhotha ngamanoni angasoze abuna. Laba baculi bafudumeze izingoma ezidunyiswe ngabanye abaculi bamazwe.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
UGabriel weluleka iMidlands ezomela iKZN koweMotsepe
UMQEQESHI weRichards Bay FC, uRonnie Gabriel, owayehola uThongathi FC okuyilona qembu laKwaZuluNatal elagcina ukuphumelela kumaPlay-Offs kazwelonke e-ABC Motsepe League, ufuna iMidlands Wanderers ilwele ukungoba umdlalo wokuqala kweyokuhlunga ukuze izehlisele ingcindezi.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Kufezeke iphupho lakhe evula ihhotela
UBONGA uthando aluthole kumyeni wakhe nokumeseka uNkk Sithembile uMaMyeza-Magwaza, owethule elinye lamahhotela asengumnikazi walo iLa Clef Boutique Hotel, eseMidlands maphakathi neKwaZulu-Natal, ngempelasonto edlule.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Kubhekwe ushintsho kuMbule oyintandokazi yomqeqeshi wePirates
K USEZANDLENI zikaSipho Mbule ukubuyisela igama lakhe emabhukwini \"angcwele\" kubalandela unobhutshuzwayo waseNingizimu Afrika ngoba inkulumo yomqeqeshi omusha we-Orlando Pirates, u-Abdeslam Ouaddou, eyaqoshwa ngenyanga edlule, ikhombise ukuthi uzoba phakathi komhlane nembeleko kweZimnyama.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Umlando amabhinca netende kwiHollywood Durban July
KUZOQOPHEKA umlando kulo nyaka emcimbini wamahhashi iHollywood Durban July eGreyville, njengoba amabhinca ezobonakala etendeni lawo ngokubambisana nebesiliyingxenye yalo mcimbi iminyaka emine, iHalisi Afrique Marquee. Lokhu kuvele izolo, esithangamini sabezindaba ebesibanjwe eLa Lucia, eNto's Boutique.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Bakhathazekile ngesaguga (96) 'esidlwengulwe yisihlobo'
UKHATHAZEKILE umndeni wesaguga (96) okuthiwa sidlwengulwe yisihlobo maphakathi nenyanga KwaNgobeni, eMgungundlovu, umsolwa ededelwa emva kokuboshwa kwakhe.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Kungenzeka liphinde licosuke ithimba likaNabi kwiChiefs
KUFANELE ukuba kayehli kahle kumqeqeshi weKaizer Chiefs, uNasreddine Nabi, imibiko ekhomba ukuthi esinye sezethenjwa ebhentshini lakhe, uMadji Safi, sihehwa ngetshe lemali ukuze sibuyele kwiWydad Athletic Club yaseMorocco.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
IMK imbekele umkhusu uShivambu
IMK ayikanqumi ukuthi izomxosha noma cha eqenjini obengunobhala jikelele uMnuz Floyd Shivambu, oxhumana nezinhlaka ezehlukene mayelana nokuthi avule iqembu lezepolitiki elisha.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Kuningi esikunikwe yiNkantolo yoMthethosisekelo siyizakhamuzi
MHLELI: Imigubho yeminyaka engu-30 yokuba khona kweNkantolo yoMthethosisekelo isikhumbuza isifundo osekunesikhathi eside sasifunda kodwa esingakasenzi ngokwanele. Isifundo esisekelwe emigomweni kanye nolwazi.
1 min |
June 26, 2025
Isolezwe
Amabutho angawenza umehluko ngezinselelo ezibhekene nesizwe
BAYEDE Hlangalomhlabathi! Bayede Mnguni omnyama, Wena Ongangezintaba! AbaNtwana baseNdlunkulu, amakhosi, izinduna nabadidiyeli beMpi yeSilo iNdlulamithi yamakhosi abaholwa nguMdidiyeli omkhulu, uGeneral Sipho Mhlongo, namabutho onke. Ngiyakhuleka nina beSilo. Ngiyabamema abenkosi ukuba babe yingxenye yale ngosi yokushiyelana ngoLwesithathu njalo emva kwamasonto amabili.
2 min |
June 25, 2025
Isolezwe
Ubuchule bokucija buhlomisa isizukulwane sabaholi bangomuso
ENDAWENI yokusebenza eshintsha ngamandla ukugxila ekuthuthukiseni abaholi abasezingeni eliphezulu isisimeme ukuthi ibebanzi. Lo mbono obanzi usubona iqhaza elibanjwa yizimenenja ezinkulu nezisafufusa ukuqinisekisa ikusasa nempumelelo yenkampani.
1 min |