Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 9,500+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

Newspaper

Isolezwe

Injabulo amakhosi ehlomula ngezinsiza

BEKUYINJABULO yodwa emakhosini nakondlunkulu bawo ngesikhathi egixabezwa ngezinsiza zokusebenza wuMnyango wokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZuluNatal emcimbini obuseMandeni ngoLwesihlanu.

1 min  |

June 30, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Anginaso isikhathi sikaZuma, ngizobuye ngimbone: Shivambu

THUSE abaningi amanye amagama abaholi abathenjwayo kwiMK nakwiEFF avele ethimbeni elizohola izinhlelo zobengunobhala jikelele weMK, uMnuz Floyd Shivambu, zokuqala iqembu elisha.

1 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

Abe-ANCYL bazothamela elokugwetshwa kwenkabi eyavuma ukusoconga uMaqaqa

AZOBE ephume ngezinkani amalungu e-ANC Youth League (ANCYL), ecaleni lokubulawa kowayengunobhala jikelele walolu phiko, uMnuz Sindiso Magaqa.

1 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

UKhoza uzomqondisa uMbule kwiPirates: Moloi

UTEBOHO Moloi owayeyiphini lomqeqeshi kwi-Orlando Pirates akangabazi ukuthi usihlalo weZimnyama, u-Irvin Khoza, uzomfaka endleleni umdlali omusha, uSipho Mbule, odume ngokuhlupha ebholeni laseMzansi.

1 min  |

June 30, 2025
Isolezwe

Isolezwe

I-MK Party izinqumele okatiki izinkampani eziqasha abokufika

IMK izinqumele ugwayi katiki izinkampani eziqasha abantu bokufika abakuleli ngokungemthetho.

1 min  |

June 30, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Abedlana imilala amaqembu ahlukene kuvumbululwa amakhono

IMEYA kaMasipala waseMfolozi, uMnuz Xolani Bhengu, iphawula ngomcimbi wokuvumbulula amakhono kulo mkhandlu ngempelasonto

1 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

Ngeke ngesule esikhundleni: Jordaan

ZIHLANGABEZANE nembibizane izifunda ebezihlela ukuphakamisa ukuketulwa kukamengameli weSouth African Football Association (Safa), uDanny Jordaan, esikhundleni ngenxa yamacala okukhwabanisa awagqigqela enkantolo kusukela ngoMashi wonyaka odlule.

1 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

OweDurban City ungena ezintangeni ngesihlalo somqeqeshi omusha

USIHLALO weDurban City, uFarook Kadodia, umathintanyawo ngokudalula umqeqeshi ozovala isikhala sikaSimo Dladla osanda kushiya kuleli qembu elizoba ngomakoti kwiBetway Premiership ngesizini ezayo.

1 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

Usomabhizinisi osemkhankasweni wokufukula intsha yasemakhaya usengene emafilimini

KUSEQHULWINI kusomabhizinisi waseThelezini, eNquthu, uMnuz Manzini Zungu ukufukula impilo yabantu basemakhaya ngezindlela ezahlukene.

2 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

Kazi siphi isizukulwane soMfundisi owathandazela impi yeSilo uDinuzulu?

MHLELI: Muva nje kade kunenkonzo KwaCeza la kwaphumela khona impi yeNgonyama uDinuzulu iyolwa neyeNkosi uZibhebhu KwaNdunu, ngoNhlangulana 1888.

1 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

Imikhumiso ilingene izintondolo ngemisebenzi yabaneziqu kuleli

MHLELI: Ngikhathazekile ngentsha yakithi eneziqu zemfundo ephakeme nedingakalayo njengeziqu zobudokotela nobumeli kodwa ibe ihleli emakhaya.

1 min  |

June 30, 2025

Isolezwe

Osaziwayo etendeni elizogqamisa amasiko ase-Afrika

UHOPE Mbele, T'bo Touch, Kabza De Small, Nkosazana Daughter, DJ Merlon, Stanky nabanye, bakosaziwayo abazojabulisa abantu emcimbini iHollywood Durban July, ezoba ngempelasonto ezayo, eGreyville, eThekwini.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Inhlansi yethemba kuhlonzwa umhlaba ozokwakhela abezikhukhula

SUKHONA umhlaba osuhlonzwe eCornubia, eMount Edgecombe, eThekwini, okuzokwakhelwa kuwo abakhahlanyezwa yizikhukhula zika-2022 nezinye zangemuva kwalezo. Lokhu kuvezwe wuNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli eDurban ICC izolo, lapho ebeyokwethula khona ngokusemthethweni isivumelwano sokusebenzisana ngezokuxhumana nabakwaMTN.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Babuthwe iyiphi ingonyama labo Gudlukasihambe?

YAZI ngingakujabulela ukuthola ulwazi mayelana nokuthi uma ngishayela emgwaqweni kufanele ngenze njani nxashana kuthushuka laba abashayela ngamalambu, beshoshela kwezinye izimoto, besho ukuzixuba nezindonga.

2 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

'Umshado wangiphendula umlutha wotshwala'

UNONKU Williams useveze ukuthi umshado wakhe wamphendula umlutha wotshwala ngenxa yokuhlukunyezwa owayengumyeni wakhe.

2 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

I-Afrika ayibeke phambili imiphumela kunebhola elihle

BHOLA lase-Afrika linconywe ngabaningi ngokudlondlobala eminyakeni embalwa edlule. Lokhu kuholele ekutheni kubhekwe ngabomvu okuzokwenziwa ngamaqembu amane abemele i-Afrika kwiFifa Club World Cup eqhubekayo e-USA okuyiMamelodi Sundowns yaseNingizimu Afrika, Wydad Casablanca yaseMorocco, Esperance yaseTunisia ne-AL Ahly yase-Egypt. Indlela edlale ngayo iSundowns emdlalweni wokuvula ngesikhathi yehlula i-Ulsan HD yaseSouth Korea ijabulise abaningi. Nakuba leli qembu likaPatrice Motsepe liqhubekile nokunconywa nangesikhathi liguqiswa ngo 4-3 yiBorussia Dortmund yaseGermany kodwa lihlulekile ukucosha amaphuzu. ISundowns ibidinga ukwehlula iFuminense yaseBrazil emdlalweni wokugcina kaGroup F kodwa yagcina iphume nephuzu, kwaba wukuphuma kayo kwiFifa Club World Cup.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Inzondo yenu inehlula ngisho uShenge esalala kobandayo

UMntwana uze waya kobandayo ephebeza ngabantu bakaKhongolose, bemchukuluza, bemthuka ngazo zonke izinhlamba.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Sizodla u-R154 million isikhungo seTB esakhiwayo

SIZODLA uR154 million isikhungo sokulwa neTB esizophothulwa ngonyaka ozayo esingaphakathi esibhedlela iKing Dinuzulu. Lokhu kuvele izolo ngesikhathi uMphathiswa weMisebenzi yoMphakathi kanye neNgqalasizinda KwaZulu-Natal, uMnuz Martin Meyer ehambele kulesi sibhedlela.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

IChiefs izowethula eThekwini 'umswenko' wesizini entsha

UMSWENKO iKazier Chiefs ezogijima ngawo ngesizini entsha yeBetway Premiership uzobonakala okokuqala eThekwini, emdlalweni waleli qembu laseNaturena weToyota Cup nezinkunzi zaseGhana, i-Asante Kotoko SC ngoJulayi 26, eMoses Mabhida Stadium, kwelikaBhanana.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Umswane wembabala egcekeni leGNU kuxoshwa owe-DA

IYAQONGA ingcindezi yokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa, axoshe nabanye ongqongqoshe namaphini abo abalandelwa yiphunga elingelihle lenkohlakalo nabaqamba amanga, kulandela ukukhomba indlela iPhini likaNgqongqoshe we-DA, uMnuz Andrew Whitfield, obebhekele uMnyango wezoHwebo

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Imvunge owashiya ezoshushiswa komunye umnyango evumbuka kowezeMfundo

Z ISHAYA amakhala izinyunyana zothisha KwaZulu-Natal, ngesinye sezikhulu esasula sisabhekene nokuqondiswa ubugwegwe eMnyangweni wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu esifundazweni okuthiwa \"sizovumbuka\" eMnyangweni wezeMfundo khola belu eKZN.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

UWilliams ubona belindizisile ifulegi laseMzansi koweFifa

UZISHAYA isifuba ngendlela iqembu lakhe elidlale ngayo kwiFifa Club World Cup nakuba liphume esigabeni samaqoqo ukaputeni weMamelodi Sundowns, uRonwen Williams.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Bazoshubisa umbango abasayine kwiBucs

UKUSAYINISA abadlali abayisishiyagalombili kwe-Orlando Pirates kungenzeka kusho ukuphela kwendawo kwabaningi abebelizwa ngendaba ijezi ngaphansi komqeqeshi, uJose Riveiro, ofulathele eZimnyama ngaphambi kokuphela kwesizini ka-2024/2025.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Incwadi kaMzala iyimfundisoze ngoMntwana waKwaPhindangene

MHLELI: Ngivumele ukuba nami ngiphawule ngodaba oluphume kwelakho langomhla ka-25 Juni 2025, olusihloko salo sithi Bayaveva abe-IFP kubuya incwadi egxibha uShenge.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

UZuma akaphume kithi, kade saphuma kuye: ANC

I-ANC ifuna owayengumengameli wayo iminyaka eyishumi, uMnuz Jacob Zuma, amukele ukuthi kuphelile obekumhlanganise nale nhlangano.

1 min  |

June 27, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Umyalelo oqinile kuvalwa isidleke somzambiya owumbombayi

KUHLATSHWE ikhwelo kwabadayisa utshwala lokuthi baqinisekise ukuthi babeka phambili ukuphepha kwabantu, bangadayisi utshwala obungumbombayi.

1 min  |

June 27, 2025

Isolezwe

Okuhle kodwa kwabeBanyana Banyana eMorocco

IQEMBU lesizwe lebhola likanobhutshuzwayo, iBanyana Banyana, lifulathele elakuleli ngoLwesibili, libhekise amabombo eMorocco lapho liyomela khona iNingizimu Afrika emqhudelwaneni we-Women's Africa Cup of Nations (Wafcon).

1 min  |

June 26, 2025

Isolezwe

Ngeke sisebenzise u-R700 million engxoxweni kazwelonke - Ramaphosa

UMENGAMELI Cyril Ramaphosa uthe bafuna ibe ngaphansi kakhulu kuka-R700 million, imali ezosetshenziselwa ukuhlela nokusingatha ingxoxo ngesimo sezwe.

1 min  |

June 26, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Kuzokhangiswa izikhala eziwu-20 zodokotela eKZN

UMPHATHISWA wezeMpilo KwaZuluNatal, uNksz Nomagugu Simelane, useveze ukuthi kuzokhangiswa izikhala zodokotela eziwu-20, ezinsukwini eziyisikhombisa ukuzama ukwehlisa isibalo sodokotela abangasebenzi esifundazweni.

1 min  |

June 26, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Ushiya umculo umaskanda osolwa ngokubulala abantu abawu-10

SESIVIKE izithunzi saze saqoma ukuhoxa emculweni isihlabani sikamaskandi, uBukelani \"Dlubheke\" Khuzwayo, ngenxa yokubona engaphephile.

1 min  |

June 26, 2025