Newspaper
Isolezwe
Uyintandokazi kaZwane umqeqeshi oqashwe wuSuthu
UMQEQESHI waMaZulu FC, u-Arthur \"10111\" Zwane, usenesikhathi ekhombisa izimpawu zokuwuthanda umsebenzi kaSimo Dladla osanda kukhonjwa indlela kwiDurban City yize eyikhuphulele lapho kunoju khona kwiBetway Premiership.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Inkabi eyasoconga uMagaqa izimisele ukwelekelela kuboshwe abanye
NKABI evume icala lokusoconga owayengunobhala jikelele we-ANC Youth League, uMnuz Sindiso Magaqa, izimisele ukwelekelela uMbuso ukuze kuboshwe abanye.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Mbelesele udokotela wakho uze uthole umsuka wesifo onaso
Y IQINISO elimsulwa ukuthi ziningi izifo esiwa sivuka nazo sibe singayazi imbangela yesifo esikuqedayo. Abanye baze badlule emhlabeni kulokhu kubanjwa kuyekwa ungaziwa umsuka wangempela wesifo esikudlayo.
2 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Owaduma kuMaZulu uzibona esangiyabamba kwiPSL
OWAYENGUMDLALI wasesiswini kuMaZulu FC, u-Andile \"Ace\" Khumalo, ukholwa wukuthi usengayibamba esigabeni esikhokhelayo sePremier Soccer League (PSL) uma engathola elinye ithuba.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Ayeneme iMK 'ngokukhethwa kwephela emasini kushushiswa amalungu'
IQEMBU Umkhonto weSizwe Party (MK) lizwakalise ukungagculiseki ngokukhethwa kwephela emasini uma kushushiswa osopolitiki abasolwa ngamacala okukhwabanisa, inkohlakalo kanjalo nawokushintshisana ngemali.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
OweKyalunga nesifiso sokukhipha intsha ebugebengwini
NGUMSUNGULI weKyalunga Legacy Soccer Tournament, uNtokozo Dube, unesifiso sokubona lo mqhudelwano uqhubeka nokwenza umehluko entsheni yasoSizweni, eNewcastle, ekhungethwe yisihlava sokuzibandakanya namaqembu emigulukudu nokudla izidakamizwa.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Umnotho ungafukuleka uma singayeka ukuqhuba ipolitiki yobuqembu
IZOLO kusongwe inyanga yentsha kuleli, obekuyisikhathi sokugubha abasha neqhaza labo ezweni esikhathini esedlule, kwesanamuhla nesangomuso. Kodwa kuyishwa ukuthi okuyibona bantu abaqhakanjiswayo banokuncane, uma kukhona, abangakujabulela ngenyanga yabo uNhlangulana.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
UDJ Tira uzokwethula ingoma entsha kwiFact Durban Rocks
UMHLELI womcimbi ohambisana nobumnandi beHollywoodbets Durban July engoMgqibelo, iFact Durban Rocks, uthe ukuthengwa kwamathikithi kukhombisa ukuthi ziningi izinkulungwane zabantu eziza eThekwini.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Kwenziwe izinguquko ezinhlelweni zeVuma FM
UMSAKAZI weVuma FM uBongani Mtolo, osefakwe ohlelweni lwasekuseni phakathi nesonto uthe wukushaya kwakhe into ecokeme osekwenze abaphathi bamfaka ngalesi sikhathi.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Ithemba ngokuphothulwa kokwakhiwa kwesikole
KUNGASE kuphothulwe ezinyangeni ezintathu ezizayo ukwakhiwa kwesikole saseMlaza, iMenzi High, esike saphazanyiswa Amadelangokubona isakhiwa. Lokhu kuvele izolo, ngesikhathi uMphathiswa wezeMisebenzi yoMphakathi neNgqalasizinda, uMnuz Martin Meyer nozakwabo woMnyango ofanayo eWestern Cape, uMnuz Tertuis Simmers, behambele kulesi sikole eyobheka inqubekela phambili ngokwakhiwa kwaso.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Bafuna isizini yesithathu yeThe Gumbis uSomkhanda eshadelwa
BANTU balangazelela isizini entsha yohlelo oluveza impilo yenjinga, uMnuz Lucky Gumbi, waseMtubatuba nomndeni wayo.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Kusolwa iPirates ngenqwaba echithwa ngawePSL
UKUNEMBA enxebeni kweOrlando Pirates ngoRelebohile Mofokeng eyamsusa ezinkulisa wafika eqenjini elikhulu waphenduka isithenjwa, kunomthelela wokuthi amaqembu ePremier Soccer League (PSL) abadedele kalula abadlali ikakhulukazi uma iminyaka yabo isisondele kwengu-30.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
OweBanyana akayigqizi qakala eyengcindezi kwi-Wafcon
UNOZINTI weBanyana Banyana, uKylin Swart, uvuma eyengcindezi njengoba bezoqala umkhankaso wokuvikela indebe yeWomen's Africa Cup of Nations (Wafcon) abayiwina ngo-2022.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
ISundowns ayikagudluki esicongweni se-log yeSuper League
IMIPHUMELA yemidlalo emibili yangempelasonto ayenzanga mehluko kwi-log yeHollywoodbets Super League njengoba iMamelodi Sundowns Ladies neTS Galaxy Queens kuyiwona maqembu asazihola phambili kwi-log yalesi sigaba.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Uhlonishwe nezingwazi esezalala kobandayo
INDLOVUKAZI yomculo kamaskandi engasekho, uBusi Mhlongo, ngomunye wezingwazi zakuleli ezihlonishwe kwiMayibuye i-Afrika eJoburg Theatre, eGoli ngeSonto. Bekuphela iminyaka ewu-15 uBusi odabuka eNanda, adlula emhlabeni.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Basola ukwenzelela ngephoyisa 'elashayisa' umfundi wafa
USOLA ukwenzelela ngephoyisa okuthiwa lashayisa abafundi abathathu, oyedwa wagcina eshonela esibhedlela, umndeni kamufi waseGezubuso, eMgungundlovu.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Badidekile kungqongqiswa imoto ngesikweletu sika-R200
KUTHIWA uphethe ngokungqongqiswa kwemoto umbango wesikweletu sika-R200 eWaterloo, eVerulam, eThekwini, ngeSonto.
1 min |
July 01, 2025
Isolezwe
Sisale silolekile 'isitufuza' samaBhokobhoko
UKUBA sekhempini yamaBhokobhoko kusishiye silolekile isithandwa esisha saleli qembu lesizwe, u-Asenathi Ntlabakanye, esidlale isiwombe sokuqala ngesikhathi kuthelwa iBarbarians ngehlazo lika 54-7 koweQatar Cup eCape Town Stadium, eKapa, ngoMgqibelo. Ukondleka ngokomzimba kukaNtlabakanye oneminyaka engu-26 ubudala, kumakhele ugazi kubalandeli ikakhulukazi kwi-Emirates Lions lapho egqame khona waze wathatha iso likaRassie Erusmus opheka amaBhokobhoko.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
Siyanda esabafuna kuxoshwe uNgqongqoshe wemfundo ephakeme
SIYANDA esabahlaba ikhwelo lokuthi akaxoshwe esikhundleni uNgqongqoshe weMfundo ePhakeme, uDkt Nobuhle Nkabane ngendlela aziphatha ngayo okubalwa nokuqamba amanga ohlelweni oluthinta ukuqokwa kwabamaSETA.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
Ziyanda izinkinga ezibhekene ne-ANC iSadtu inquma ngezomeseka okhethweni
ZIYANDA izinkinga ezibhekene ne-ANC njengoba enye yezinyunyana zothisha ezinkulu kuleli iSadtu, isazonquma ukuthi wubani ezomvotela okhethweni lwangonyaka ozayo.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
OweChiefs ubuyise ungabazane ngesihlalo sikaNabi
SEKUPHINDE kwaqala phansi ukungabaza ngekusasa likaNasreddine Nabi kwiKaizer Chiefs kulandela ukungena kukaJessica Motaung ezintangeni ngesikhathi evalelwa ekhoneni ngalokhu muva nje
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
Ayihambe i-DA kwiGNU, baningi abalinde abafuna ukungena- Mbalula
UNGOTI ufanise i-DA nenja engenamazinyo njengoba iphinde yakhetha ukuhlala kuhulumeni wokubambisana yize ithi ayijabule kulo mshado.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
Kushintshe izinhlelo zikaJulayi kwaShembe
USHINTSHE izinhlelo zomhlangano kaJulayi zamaNazaretha aseThembezinhle aholwa yiNkosi Phinda \"UKukhanyakwelanga\" Shembe, njengoba esamisiwe ukusebenzisa indawo abeyithengile ukubambela kuyo uJulayi.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
Amazwibela ama-soapie
UZALO Ngo-8.30 ebusuku kwiSABC 1 INKONZO kaMaDongwe ishintsha ngendlela eshaqisayo uma kukhona omphonsela inselelo ngentshumayelo yakhe.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
OweChelsea ugxibhe osokhaya beNdebe yoMhlaba ka-2026
UMQEQESHI weChelsea yase-England, u-Enzo Maresca, ukhwele wadilika kwabahlela iFifa Club World Cup ese-United States of America (USA) emuva kokuthi iqembu lakhe lidlulele kwi-quarterfinal yalo mqhudelwano ngokunqoba kwiBenfica yasePortugal emdlalweni oqalwe ngoMgqibelo waze waphela ngeSonto.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
IMidlands nenselelo yokwandisa isibalo sawaseKZN kwiChampionship
IMIDLANDS Wanderers yaseMgungundlovu ezomela iKwaZulu-Natal kumaPlay-Offs kazwelonke eSafa ABC Motsepe League ePitoli, ngenkathi ivaleliswa nguMnyango wezeMidlalo KwaZulu-Natal, eCity Hall, eMgungundlovu
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
UKekana ufuna iDowns iqoqe izindebe ngesizini ezayo
UMDLALI wasemuva weMamelodi Sundowns, uGrant Kekana, uthi iqembu kumele lifunde emaphutheni eliwenze ngesizini ka-2024/25, ukuze lithuthuke futhi lizuze okungcono ngesizini ezayo.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
Imbibizane kwabafuna ukuketula umphathiswa
BAHLANGABEZANE nembibizane abafuna ukukhipha esikhundleni uMphathiswa wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Shinga.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
I-SAPS enkingeni yokugeza ukuthunazeka
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu, noKhomishana wawo kuzwelonke uFani Masemola, bahlalelwe utalatiya lokuqinisa idolo umphakathi ngokuthi isekhona yini kodwa yona inhlesana yokwethembeka ezinhlakeni eziphethe amaphoyisa eNingizimu Afrika.
1 min |
June 30, 2025
Isolezwe
Kusolwa ukuhamba kukagesi kuphuma isidumbu
KUKHALWA ngogesi ohamba njalo eSwapo, eCopesville, eMgungundlovu, owesilisa engqongqa nendlu ngoLwesine olwedlule. Lesi sigameko okuthiwa senzeke osukwini lwesibili kuhambe ugesi kule ndawo, sidlule nomphefumulo kaMnuz Vuyolwethu Mpathane (27), ongowokudabuka eMount Ayliff, e-Eastern Cape.
1 min |