Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Få ubegrenset tilgang til over 9000 magasiner, aviser og premiumhistorier for bare

$149.99
 
$74.99/År

Prøve GULL - Gratis

Newspaper

Isolezwe

Kukhonye iGomora kwekazwelonke yeMotsepe League

IQEMBU iGomora United yaseGauteng, idle umhlanganiso kumaPlay Offs kazwelonke e-ABC Motsepe League ngemuva kokwehlula i-The Bees yaseMpumalanga kowamanqamu ePitoli, izolo

1 min  |

July 07, 2025
Isolezwe

Isolezwe

UClement ushaya ngonyawo olusha kwi-tv

UMETHULI wezinhlelo zezindaba ophinde abe wumsakazi, uClement Manyathela, uthe ujabule ngokuba yingxenye yohlelo olusha lwezempilo kwiSABC, njengomshayeli nomunye wabadidiyeli balo.

1 min  |

July 07, 2025

Isolezwe

Ibehle ngaphezulu abe-ANC eyokukhishwa kwemeya

BEHLE ngaphezulu abaholi be-ANC KwaZulu eyokukhishwa kwemeya kaMasipala waseMpendle, uMnuz Buyisani Mlaba, elahlwe ngisho amakhansela eqembu ngesikhathi kuvotelwa isiphakamiso sokungabethembi ubuholi bayo.

1 min  |

July 07, 2025

Isolezwe

Utusa uNkulunkulu ehlanganisa iminyaka engu-100 edla anhlamvana

KUHLANGANISA iminyaka engu100 udla anhlamvana, akuyona into eyandele noma wubani futhi kuNkk Khanyisiwe Maggie MaShobede Zulu, kuyisikhathi sokutusa umusa kaNkulunkulu.

1 min  |

July 07, 2025

Isolezwe

Amabhomu kaMkhwanazi ngoMchunu ashiye uRamaphosa nengcabha

NGCABHA ikuMengameli Cyril Ramaphosa, ukuba asukumele izinsolo ezishaqisayo ezenziwe uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLt General Nhlanhla Mkhwanazi, ngoNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu.

2 min  |

July 07, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Siyawubona umehluko kwelenhlanzeko yeTheku

MHLELI: Ngiyisakhamuzi saseNingizimu Afrika ngaphansi komkhandlu-dolobha weTheku eselibukeka lihlanzeka. Empeleni ngibhala le ncwadi ngiyibhekise kusobaba weTheku, uMnuz Cyril Xaba, ukumazisa ukuthi abaqhubeke umfutho ekuhlanzeni idolobha lethu okuyilona elingenisa umnotho esifundazweni.

1 min  |

July 07, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Inkakha ivikela iChiefs 'ngokubutha izinsalela' zeBhakabhaka

OMUNYE wabashayimagoli abaqavile eNingizimu Afrika onomlando omude neKaizer Chiefs, uMarks \"Go Man Go\" Maponyane, uvikele iqembu lakhe lakudala eligxekwa ngokulanda abadlali asebephelewe wushatini kwi-Orlando Pirates.

1 min  |

July 07, 2025

Isolezwe

Kuyalwa ojoyine iPirates ngobukhazikhazi beGoli

UNKOSIKHONA \"Msheke\" Ndaba (osesithombeni) osanda kusayiniswa yi-Orlando Pirates, welulekwa ngokuthatha izimfundiso zasekhaya \"azifake ephaketheni\" agxile emsebenzini alandelwe wona eqenjini ukugwema izilingo ezihambisana nodumo nobukhazikhazi beGoli.

1 min  |

July 07, 2025

Isolezwe

Kuthishwa iPirates ngokuqeda ukucanasa kweDowns kweseligi

U NOZINTI wakudala we-Orlando Pirates, uThabang Stemmer, uchaze ukusayinisa mawala kweZimnyama njengesitebhisi ebesidingeka ukweqa udonga olubekwe yiMamelodi Sundowns phakathi kwayo namaqembu azama ukuyigudluza esicongweni seligi enkulu yaseNingizimu Afrika.

1 min  |

July 07, 2025
Isolezwe

Isolezwe

UHunt uzokwethulwa namuhla kwabeDurban City

KULINDELEKE ethulwe namuhla kubadlali nasezikhulwini zeDurban City uGavin Hunt ozothatha izintambo zokuqeqesha leli qembu elisanda kukhushulelwa esigabeni seBetway Premiership.

1 min  |

July 07, 2025

Isolezwe

Lafa elihle kakhulu, lifa nobuhle balo

MHLELI: Nakuba kunezindawo esezaziwayo ukuthi ziyisindiza sobugebengu kwaMthaniya njengeNanda, kodwa izinkomba zithi akukho lapho abantu behleli ngokuthula khona, bengaphazanyiswa yizinswelaboya. Sekungaya ngokuthi nje izinga ngokwehlukana kwezindawo akufani.

1 min  |

July 07, 2025

Isolezwe

Ezimnandi emakhosini aseKZN noma esedla endala

KUBE yinjabulo emakhosini ngesikhathi uMnyango wokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, wethula uhlelo lwesikhwama sempesheni yawo, usizo lokwelashwa nomasingcwabisane emcimbini obusesiShayamthetho oLundi izolo.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Abalingisi bakuleli efilimini ngowaseZimbabwe

EMUVA kokushiya izethameli zibheme zakholwa kwiToronto Film Festival eCanada, ifilimu edidiyelwe wumsakazi u-Anele Mdoda, usomahlaya uTrevor Noah kanye noFrankie Du Toit, izokhonjiswa okokuqala emabhayisikobho akuleli kusukela ngoJulayi 25. Le filimu, esihloko sithi Don't Let's Go To The Dogs Tonight, igabe ngabalingisi abanohlonze okubalwa kubo uZikhona Bali obengu-Asanda kwiDiepCity noZiyanda kwiMfolozi Street. Omunye uFumani N

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

UNdunankulu akangabi yedwa empini yabakuleli ngokungemthetho

MHLELI: Kuzothatha isikhathi esingakanani ukuthi uNdunankulu wesifundazwe, uMnuz TA Ntuli, akhuculule bonke abantu bokufika abakuleli babuyele emakubo? Ngiqaphelisa ukuthi uMphemba ungene kulo mkhankaso kodwa ulwa yedwa.

1 min  |

July 04, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Ihlanziswe imali imeya exoshwe esikhundleni

AMAQEMBU ezepolitiki athi liphume nobovu kuxoshwa iMeya kaMasipala waKwaDukuza, uMnuz Ali Ngidi, nephini lemeya, uMnuz Njabulo Cele, abaphinde bahlanziswa ingxenye yemali esetshenziswe wumkhandlu ubaqashela izimoto nabaqaphi.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Ukhale ngesabelomali esingenele seNSFAS

PHEZU kokuba inyuka minyaka yonke imali yokuxhasa izitshudeni esikhwameni iNational Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), kodwa ayenele ukubhekana nomthamo okhula njalo wezitshudeni.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

UMatlou nethuba elisha lokuzifaka esikimini seChiefs

UNIKWE elinye ithuba lokuzifaka enhlizinyweni yomqeqeshi umdlali wasesiswini weKaizer Chiefs, uGeorge Matlou, obekusabalele ukuthi uzodedelwa kulandela ukuhlala isikhathi eside engadlali ngenxa yokulimala.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Izilomo emdlalweni omusha kuMzansi Magic

ABALINGISI abadlala izindawo eziphambili emidlalweni ehlukene emibili esanda kuqala kuMzansi Magic sebezobonakala bendawonye komusha ozoqala kulesi siteshi ngoSepthemba.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Kukhona abamele ukuxova isizwe sakwaMpungose

MHLELI: Ngicela ukusika elijikayo mayelana nencwadi ephume ephephandabeni lakho ebikhwela idilika enkosini yesizwe sakwaMpungose eMlalazi, eShowe.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Sesilinde isitshulu esishubile embizeni yamaqembu ePSL

SISESIKHATHINI lapho amaqembu amaningi adlala ngaphansi kwe-Premier Soccer League kuleli, elungiselela ukuqala kwesizini entsha ka-2025/2026.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Ngeke basale ngaphandle abangayi kwiHDJ

BANGEKE bafinyelele enkundleni iHollywoodbets Greyville Racecourse eThekwini lapho kuzobe kunomjaho omkhulukazi wamahhashi iHollywoodbets Durban July, kusasa ngeke basale ngaphandle kokuzobe kwenzeka njengoba kuzosakazwa bukhoma kwiSABC.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Ziyanda ezeRoyal AM umasipala uhoxisa uxhaso

ZIYAGIBELANA izinkinga eqenjini lebhola lempunyela yaseThekwini, iRoyal AM, njengoba isiphucwe uxhaso lwezigidi zamaRandi wuMasipala waseMsunduzi.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Kukhala isicathulo sami ePhalamende, akukhali esikaZuma: Hlophe

NAKUBA umholi weMK ePhalamende, uDkt John Hlophe, evume ukuthi kunamalungu eqembu enza okubheke eceleni, kodwa uyakuphika ukuthi izinto zimapeketwane kuleli qembu elingelesithathu ngobukhulu ePhalamende. UHlophe uthe amalungu eqembu ePhalamende ayimbumba. Ukusho lokhu ngesikhathi ekhuluma nabezindaba, izolo.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Siyoyicela ivuthiwe ngala maqembuqembu asungulwayo

MHLELI: Yize izwe lethu silincoma ngokuthuthuka kwentando yabantu kodwa kuzogcina kunento ezogcina isime emphinjeni ngenxa yamaqembu amasha asungulwa unyaka nonyaka.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

IPirates yelaphe ikhanda ebelinkenketha kuBroos ngabeDowns

KUNGENZEKA ukuthi sesifikile isikhathi ayekade esikhulekela umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, njengoba kubukeka sengathi sekuzoba yi-Orlando Pirates enabadlali abaningi eqenjini lesizwe esikhundleni seMamelodi Sundowns kulandela ukusayinisa kwayo abadlali abaningi asebengene ezinhlelweni zakhe.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Kuphazamiseke ukugwetshwa kowayeyiphoyisa ummeli egejana nemantshi

KUPHINDE kwaphazamiseka ukugwetshwa kowayeyiphoyisa elalinesikhundla esiphezulu, uKhephu Ndlovu nabanye abane eNkantolo yesiFunda yasePinetown izolo, omunye wabameli enza isiphakamiso sokuthi imantshi eyengamele icala mayihoxe kuleli cala.

2 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

ljabulela ukuhlonishwa isadla anhlamvana indlovukazi yowokholo

INDLOVUKAZI yomculo wokholo uRebecca Malope, ithi kuyisibusiso ukuhlonishwa isaphila ngomsebenzi wayo esiwenze iminyaka engaphezu kuka-40.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

Iyalakanyana eyendunduzo ngokushona kuka-DD Mabuza

NGENA ingenile imiyalezo yenduduzo emndenini wowayeyiPhini likamengameli wezwe uMnuz David Dabede Mabuza.

1 min  |

July 04, 2025
Isolezwe

Isolezwe

Siyawubongela uKhongolose eKZN

MHLELI: Asibongele ubuholi be-Provincial Task Team (PTT) ye-ANC KwaZulu-Natal obuholwa nguMnuz Jeff Radebe noMnuz Mike Mabuyakhulu ngobunono obusingathe ngayo udaba lokubekwa kwezigungu zesikhashana ezifundeni (RTTs) kule mpelasonto esiphuma kuyo.

1 min  |

July 04, 2025

Isolezwe

UBenni usesifuna phesheya isibabuli sePirates

UBENNI McCarthy, owayengumgadli weBafana Bafana oyisihlabani sebhola laseNingizimu Afrika, angathanda ukubona omunye wabadlali abasebancane abavelele kuleli, uRelebohile Mofokeng edlala phesheya kwezilwandle.

1 min  |

July 04, 2025