Prøve GULL - Gratis
Kushintshe izinhlelo zikaJulayi kwaShembe
Isolezwe
|June 30, 2025
USHINTSHE izinhlelo zomhlangano kaJulayi zamaNazaretha aseThembezinhle aholwa yiNkosi Phinda "UKukhanyakwelanga" Shembe, njengoba esamisiwe ukusebenzisa indawo abeyithengile ukubambela kuyo uJulayi.
Emasontweni adlule Isolezwe libike ukuthi abaseThembezinhle bathenge indawo epulazini eNtanda, eNdwedwe, abebezobambela kuyo umhlangano kaJulayi ongena kusasa. Phambilini le ndawo ibisetshenziswa yizintombi zaseBuhleni uma kuqala umhlangano ukukha izintingo ebezihanjiswa kumholi walolu hlangothi, iNkosi Mduduzi "UNyazilwezulu" Shembe.
Ngokuthengwa kwale ndawo okwakuwumuzi weNkosi Johannes Galile "iLanga" Shembe, obizwa ngeBethlehem Judiya, bese kusho ukuthi abaseBuhleni ngeke besakwazi ukuyisebenzisa njengoba kungena uJulayi. Nokho, kuphinde kwavela ukuthi abaseThembezinhle bathenge ingxenye ethile yepulazi okusho ukuthi ikhona indawo abaseBuhleni abasengayisebenzisa.
Denne historien er fra June 30, 2025-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini
UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli
SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades
IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta
UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Isolezwe
Izinkanyezi
ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.
2 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades
KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.
1 mins
June 10, 2026
Isolezwe
Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu
EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.
1 mins
June 10, 2026
Listen
Translate
Change font size

