Facebook Pixel Ingane iphuze i-energy drink yashona | Isolezwe - newspaper - Les denne historien på Magzter.com
Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Få ubegrenset tilgang til over 9000 magasiner, aviser og premiumhistorier for bare

$149.99
 
$74.99/År

Prøve GULL - Gratis

Ingane iphuze i-energy drink yashona

Isolezwe

|

June 11, 2026

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

- ZIMBILI VILAKAZI

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UMpilo Siyamthanda Shezi (13) okuthiwa ubefunda uGrade 7 eZamokuhle Primary, khona kwa-D, KwaMashu, kuthiwa uvele waphelelwa amandla wawa, washona.

Ngokusho kukanina, uNksz Thembeka Shezi, mabili ama-energy drink aphuzwe umufi ewathenge esitolo sabokufika basePakistan.

"Abangani bakhe abehamba nabo bathi ufike wathenga eyokuqala ekuseni, wayiphuza ngaphambi kokuba bahambe nesikole. Bathe uphinde wadlula khona wathenga eyesibili, wayiphuza ngezikhathi zantambama," kusho uNksz Shezi.

Uthe i-energy drink ephuzwe yingane yakhe yi-reboost kanti uma eyichaza, uthe yile engamabhodlela amasha, ango-300ml, wathi ngoba isigameko senzeke eduze nasekhaya, abangani bakamufi, bagijime bazobabikela ekhaya ukuthi kukhona abangakuboni kahle kuye.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.

time to read

2 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades

KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Isolezwe

Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu

EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size