Newspaper
Isolezwe
OweDowns akanalo itwetwe ngezinkunzi zaseGermany
UMDLALI wasemuva weMamelodi Sundowns, uDevine Lunga, ubona ulwazi abanalo ngezinkunzi zaseGermany, iBorussia Dortmund, luyisikhali okufanele basisebenzise ukuzimangaza emdlalweni ka-Group F weFifa Club World Cup eqhubeka e-United States of America (USA).
1 min |
June 20, 2025
Isolezwe
Sebemi ngomumo ekushushiseni abaphika elokusoconga uMagaqa
UMBUSO uveze ukuthi ukulungele ukushushisa abasolwa ababili abaphika icala lokusoconga owayengunobhala jikelele we-ANC Youth League, uMnuz Sindiso Magaqa.
1 min |
June 20, 2025
Isolezwe
OweChiefs uvume 'eyokukhulisela' izimbangi kwiDDC
NAKUBA kungehli kahle kodwa kufanele kube yinto abasheshayo ukuyamukela abaxhumene neKaizer Chiefs ukuthi ukunotha ngabadlali kwezinkulisa zayo kugcina kuphoqa ukuthi leli qembu laseNaturena likhulisele izimbangi kwiPremier Soccer League (PSL).
1 min |
June 20, 2025
Isolezwe
Libuze onembeza ijaji ligixabeza odilikajele kwabasoconga eGlebelands
BAGIXATSHEZWE Bagodilikajele ngodilikajele abangu-8 abesilisa abahlanu abalahlwa ngamacala okubulala abangu-8 ehostela eGlebelands.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
URayners uxwayisa abeSundowns kwiFifa Club World Cup
UJABULE sakuzikhuza umgadli weMamelodi Sundowns, u-Iqraam Rayners, okube wubuqhawe bakhe obufake u-R210 million ephaketheni laleli qembu eliyiqale ngewini iFifa Club World Cup eqhubeka e-United States of America (USA) kuze kuba uJulayi 13.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
ULondy akalithathanga kancane ithuba lokuhlobisa nakwezinye izifundazwe
INTOKAZI esizakhele igama emkhakheni wokuhlobisa emicimbini yomshado, amaphathi neminye imicimbi yokujabula, ithe iyakholelwa kakhulu ekuthuthukiseni abanye besifazane njengoba isikwazi ukuthola amathuba okuyosebenza ngaphandle kwesifundazwe, iKwaZulu-Natal.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
OweGagasi ucacisa ngokungezwani noLondie London
UMSAKAZI wohlelo lwasekuseni kwiGagasi FM, uMinnie Ntuli, ugonyuluka ngembangela yokungahoshelani kwakhe nomculi we-Afro house, uLondie London, kwiSeason 5 yeThe Real Housewives of Durban.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Kubhekwe uXaba noGebre koweSPAR eThekwini
KUBHEKWE uGlenrose Xaba noSelem Gebre emjahweni iSPAR Women's 10km Challenge ohlanganisa nebanga lika-5km ozogijinywa ngabagijimi abangu-12 000 ngeSonto, eThekwini.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
ICity obishini iphunyukwa ngamaphuzu kowePSL Play Offs
Casric Stars (0) 1 Cape Town City (1) 1 I-CAPE Town City iyilahle ekugcineni isiwaphethe ngezandla amaphuzu amathathu ibambana neCasric Stars emdlalweni wamaPSL Promotion Play-Offs eSolomon Mahlangu Stadium, KwaMhlanga, izolo ntambama.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Kuhlukene abe-MK kuqina eyokuthi uShivambu uphuma ibhodwe
AYAQINA amahlebezi okuthi osanda kudilizwa esikhundleni sokuba unobhala jikelele we-MK, uMnuz Floyd Shivambu, uzoqala iqembu lakhe elisha lezombusazwe.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Lusazosefa luphindelela ulwandle kwiChiefs
BANINGI abadlali abasalengelwa yizembe kwiKaizer Chiefs engelinye lamaqembu aseqalile ukukhuculula ngaphambi kokuqala kwesizini ka-2025/2026.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Izingqinamba emndenini azimvimbanga ukufeza amaphupho ompheki
UMPHEKI waseMabheleni, ePort Shepstone, usegqugquzele intsha ukuthi noma ingabhekana naziphi izinkinga uma isakhula kodwa uma ibheke ekufezeni amaphupho ayo iyophumelela.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Ukuhlukunyezwa kwabesifazane kukhuthaze owe Comrades wadlubha okuhlukile
UKUDLANGA kwezigameko zokuhlukunyezwa nokubulawa kwabantu besifazane eNingizimu Afrika, kuholele ekutheni umgijimi wesifazane wase-Eastern Cape, athathe isinqumo sokugijima egqoke impahla yokubhukuda sokubhukuda (swimming costume) emjahweni weComrades Marathon ogijinywe emasontweni amabili edlule.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Kuzokwehliswa izindleko ngesakhiwo sezintombi eNyokeni
KUZOKWEHLISA umthwalo wezindleko ukwakhiwa kwesikhungo esiseNyokeni, KwaNongoma, esizosetshenziselwa izintombi ngesikhathi soMkhosi woMhlanga.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Abagqame kwiTik Tok bazobonakala befuna usizo lokwehla emzimbeni
U-MIXON \"Tsekeleke\" Tholo (40), Maletsatsi Otukilei (35) noNonhlanhla Shabangu (29) abagqame enkundleni uTik Tok futhi abagxekwe kakhulu ngemizimba yabo, abanye babakhuthaza ukuthi bathole usizo, yibona abazogqama ohambeni lokushintsha indlela imizimba yabo ebukeka ngayo ngenxa yokuvikela ubudlelwano bezothando.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Imvunge ngesiphakamiso sika-R700 million wesithangami sikazwelonke
SEKUQUBUKE izikhalazo ngezindleko eziphezulu zokuhlela nokusingatha inkulumongxoxo kazwelonke ngesimo sezwe. Amaqembu ezepolitiki nezinyunyana zabasebenzi azifuni nokuyizwa eyesiphakamiso sokuthi uhulumeni uzosebenzisa u-R700 million, ukuhlela isithangami ngesimo sezwe.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Kuthuthe izihlobo ngolwengane edukile
KUTHIWA zibize iloli, zalayisha yonke imithwalo yazo, zaphela emehlweni izihlobo zengane yomfana, osekuphele inyanga ilahlekile eMabedlane, oLundi.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Bathwele ngeqoma abaseKZN kwiSA National Karate Tournament
AMEHLO azothi njo kumakarateka aKwaZulu-Natal ekukhipheni unyawo emqhudelwaneni kazwelonke we-karate, iSA National Kyokushinkai Karate Tournament, ozobanjelwa eSibusisiwe Community Hall, eMandeni, ngoJulayi 4-5.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Kuchithwe abadala kukhongolose kukhunjulwa isishoshovu se-ANCYL
UPHIKO IweNtsha ye-ANC ku-ward 1 KwaXimba lukhala \"ngamakhehla nogogo\" abaqhoqhobele izikhundla kule nhlangano luthi abashenxe manje ungaze ucwile umkhumbi.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Maningi amathuba entsha embonini yamafilimu KwaZulu-Natal
NJENGOBA iNingizimu Afrika igubha iNyanga yeNtsha, lapha KwaZulu-Natal Tourism and Film Authority (KZNTAFA), siqhakambisa esikwenzela intsha emikhakheni yezokuvakasha nowamafilimu.
3 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Umunyu imindeni ikhomba abe-EFF ababhubhe engozini
BEKUWUMUNYU wodwa ngesikhathi imindeni iqinisekisa amalungu e-EFF abhubhe engozini yomgwaqo.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Abokhozi bakhuze ubugebengu obudlangile eNanda
IZINTOKAZI zoKhozi FM, uBingelela Mpanza noMdonso Ngcobo, zikhuze ubugebengu obudlangile entsheni yaseNanda, eThekwini, ngoLwesibili.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
UNtuli nekhwelo emagenjini ayingxenye kahulumeni eKZN
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thamsanqa Ntuli, usephonsele inselelo abamaqembu epolitiki ayingxenye kahulumeni wobumbano kulesi sifundazwe ukuba bahole ngobuqotho futhi babeke phambili izidingo zomphakathi.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Oka-matric uhlabane ngesicoco sikanobuhle womhlaba
UMFUNDI kaGrade 12 esikoleni iNorthern Academy, uPearl Mathebula, ugqugquzele intsha ukuba ivuke izithathe uma ingaphumeleli okokuqala emizamweni yayo. UPearl (17) wasendaweni yaseMakotopong, ePolokwane, ukhulume kanje emuva kokuklonyeliswa ngesicoco sika-2025 Miss Teen International eLima, ePeru, ngeSonto.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
OweBay ubheke okuhle kodwa kuMhango 'ohluphayo'
USIHLALO weRichards Bay, uSifiso \"Jomo\" Biyela, akafuni ukuyifaka ekhanda eyokuthi uyahlupha umgadli, uGabadinho Mhango, ongomunye wabadlali abasha beNatal Rich Boyz.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
IPirates izehlisa isithunzi ngendaba kaSaleng: Ramokgadi
OMUNYE wabagadli baseminyakeni edlule kwiOrlando Pirates, uBruce Ramokgadi, weluleke iqembu lakhe lakudala ngokuthatha isinqumo ngekusasa likaMonnapule Saleng ngoba akekho osizakalayo njengoba kuqhubeka isikhathi kungacaci phakathi kokuthi uzogcinwa noma uzoxoshwa.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Abaqhafi namaxhwele basembazweni
WONKE umuntu okhalayo kuba khona omzwelayo amduduze noma akhale kanye naye ngalokho abasuke bengenelisekile ngakho. Kodwa kubukeka sengathi amaxhwele nabaqhafi abaneminjunju ngokwenyuka kwentengo yezinto zabo abanamduduzi bona. Futhi asibezwa ababazwelayo kule besivele yakhula phambi kwabo.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Umlingisi unxusa kwehle inhlamba edalwe indawo ayilingisayo
INTOKAZI yaseMpangeni, uNelisiwe Sibiya, iveze ukuthi ngathi iyafika emkhakheni wokulingisa njengoba imakhele udumo indawo ayilingisa emdlalweni Ithonga.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
I-SIU izophenya inkohlakalo emiNyangweni yezokuHlaliswa kwaBantu
UPHIKO oluphenya amacala enkohlakalo, iSpecial Investigating Unit (SIU), lujutshwe ukuba luvundulule inkohlakalo nokungaphathi kahle emiNyangweni yokuHlaliswa kwaBantu ezifundazweni.
1 min |
June 19, 2025
Isolezwe
Umkhakha wezomthetho unezigaba eziningi okumele uziqonde
BUHLUNGU obaziwa abazali kanye nezingane ngonyaka ka-1976 bungelinganiswa nalutho. Yilapha impi yokulwa nobandlululo nokucindezelwa komuntu omnyama yabhekiswa ezinganeni, kwavuleka elinye ikhasi lobandlululo olwalubhekiswe ekuqinisekweni ukuthi imfundo etholwa omuntu omnyama ayingabi sezingeni elingamnikeza ikusasa eliqhakazile.
2 min |
