Facebook Pixel Read Newspaper from Best selling Magazines and Newspaper
Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Obtenga acceso ilimitado a más de 9000 revistas, periódicos e historias Premium por solo

$149.99
 
$74.99/Año

Intentar ORO - Gratis

Newspaper

Isolezwe

Isolezwe

UNaledi nelinye icwecwe noMawelele

INTOKAZI yaseNanda, eThekwini, uNaledi Aphiwe, isiveze ukuthi ibinesifiso sokuthi yenze i-albhamu ephelele noMawelele kodwa ukungabi nesikhathi sokuthi benze lo msebenzi ngonyaka odlule, kuphoqe ukuthi bagcine benze izingoma ezine kuphela ngokuhlanganyela.

1 min  |

February 02, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Umculi kamaskandi osematheni uphe abafundi ukudla kwendlebe

UMCULI kamaskandi oqengqeleza phambili ngokudayisa kwengoma yakhe kuma-Official SA Charts (kwi-local Top 10 nakwi-International Top 20), uFeza Langa, ukhuthaze abafundi ngokubaluleka kwesikole

1 min  |

February 02, 2026
Isolezwe

Isolezwe

UNjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela

U CHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zoKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza (ongasekho emhlabeni), okuvele izindaba zokushona kwakhe ngoMgqibelo ngemva kokuxinwa wukugula.

1 min  |

January 30, 2026

Isolezwe

Bakhalela ubulungiswa 'ngobulawe' esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa

ZIFUNA ubulungiswa izihlobo zowesilisa waseDanganya, eMgababa, kulandela ukushaywa kwakhe aze ashone esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa.

1 min  |

January 30, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Usobishini umlingisi ngenxa ye-lipstick

UMLINGISI wodumo lukaMawande kwiGenerations, uNambitha Mpumlwana, ubambe umoya ngenxa yecala lokweba abhekene nalo.

1 min  |

January 30, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?

VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.

2 min  |

January 29, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo

UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.

1 min  |

January 29, 2026

Isolezwe

Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni

SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.

2 min  |

January 28, 2026

Isolezwe

Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa inggondo

BAMSOLA ngokuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseKoffie Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala lokubulala umakhelwane.

1 min  |

January 28, 2026

Isolezwe

llengelwa yizembe inhloko yoKlebe eKZN 'ebiwubhululu' kaMatlala

ILENGELWA yizembe iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, esolwa ngokuba wubhululu kasomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi \"Cat\" Matlala.

1 min  |

January 28, 2026

Isolezwe

Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda

KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.

1 min  |

January 27, 2026

Isolezwe

OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo

UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.

1 min  |

January 27, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Basola umuntu owaziwayo kubulawa othandana nabobulili obufana nobakhe

USOLA ukuthi umsolwa wumuntu owaziwayo umndeni wowesilisa obethandana nabantu abanobulili obufana nobakhe, okuthiwa ubulawe ngesihluku eNumber 9, KwaXimba, ngeSonto.

1 min  |

January 27, 2026

Isolezwe

Ibandla lakwaShembe liyathimula ngabacela ngezipho eziphezulu

IBANDLA lamaNazaretha, eBuhleni, seligxeke indaba yezinsizwa zebandla ezikhangisa ezinkundleni zokuxhumana izipho eziphezulu ezizithengela izintombi ezizikhetha ngosuku lokugcina lomhlangano kaJanuwari.

1 min  |

January 27, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Kukhuzwa ukuyamanisa ukufa nokhozi kushona uNjinji

UPHATHE kabi futhi kwathusa abaningi ukudlula emhlabeni kowayengumsakazi woKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza, othathwe wukugula esibhedlela ngoMgqibelo ekuseni.

2 min  |

January 26, 2026

Isolezwe

UNjinji ushone esenamakhono anhlobonhlobo

FANELESIBONGE BENGU UMANDLA \"Njinji”/Njinji Wami Magwaza oshone ngoMgqibelo, ubedabuka eJozini.

1 min  |

January 26, 2026

Isolezwe

Unengwe 'umfowabo owazibulala' ngokumfaka kumshwalense wesigidi engazi

USEVULE icala futhi uvutha engabaselwe owesilisa waseShowe othi uvulelwe ngumfowabo angamethembi umshwalense wesigidi samarandi engazi.

2 min  |

January 23, 2026
Isolezwe

Isolezwe

UMafikizolo ubungazwa wuKhozi eThekwini

UMCULI kamaskandi uLethukuthula \"Umafikizolo\" Mhlongo uzobungazwa wuKhozi FM ezindlini zokusakaza kwiSABC namuhla emuva kokuhlukanisa unyaka kulesi sikhondlakhondla somsakazo

1 min  |

January 23, 2026

Isolezwe

UNdoni uqhakambise uGandaganda ogqame ngokubhikla ingoma

UMCULI kamaskandi osemusha nongomunye wabangaconsi phansi kubalandeli kulezi zinsuku, uGandaganda, usedalule ukuthi iso elibukhali likazakwabo kule ndima futhi osengumphathi wakhe emculweni, uNdoni, yilona elisize ukuqhakambisa ikhono lakhe lokucula nokugida ingoma.

1 min  |

January 23, 2026
Isolezwe

Isolezwe

I-ANC isobishini 'ngokugweva' nemali yamaciko

I-AFRICAN National Congress (ANC) isobishini njengoba seyize yafakwa eNkantolo eNkulu yaseGoli ngenxa yezinsolo zokugweva nemali yamaciko ewuR423 228, 75.

1 min  |

January 23, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Owe-ANC uyamaniswa nemoto eyathengela izinkabi ukudla

UMHOLI we-ANC, uDkt Ntuthuko Mahlaba, uyamaniswa nemoto eyathengela ukudla izinkabi ezabulala ufakazi ecaleni lokubulala ayebhekene nalo

1 min  |

January 22, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Ingxabano kujatshulelwa ingoma kaKwesta

UMDIDIYELI wezingoma ohlonishwa e-Afrika namaphethelo, uThemba \"DJ Maphorisa\" Sekowe, ubhoboke ngobuhlungu asezwiswe bona iminyaka eyisishiyagalolunye emuva kokuphrojusa unqambothi lwengoma yomrepha uSenzo \"Kwesta\" Vilakazi ethi Ingud.

1 min  |

January 22, 2026

Isolezwe

Ubonge ukwesekwa 'owatinyelwa' ngomzimba wakhe

NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse Podcast kwiYouTube ngenxa yenkulumo \"egxeka\" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge abamesekile.

1 min  |

January 20, 2026

Isolezwe

Bathi ungenwe 'amadimoni' osole uMfundisi ngokumphuca ubuntombi

\"Ngabe senza elikhulu iphutha uma sivezela izwe lonke ukuthi unani owesifazane futhi njengebandla ngabe sikhombisa ubudedengu obukhulu.

1 min  |

January 20, 2026

Isolezwe

Owamapiano uziqhathe noJulius Malema

KUSHAQEKE abantu abaningi ngesikhathi umholi we-EFF uJulius Malema esongela futhi egibela ngenhlamba umculi wamapiano uDaliwonga Matiwane ngeSonto ekuseni.

1 min  |

January 20, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Baphefumula ngoMbhishobhi osolwa ngokugwazela ijaji ngo-R2m

BAVUTHA bengabaselwe abefundisi bamahlelo ehlukene benhlangano, iReformed Independent Church Association (RICA) abasola isandla semfene ngokugqunywa ejele kukaMbhishobhi Michael Sandlwana webandla i-International Pentecostal Holiness Church (IPHC).

2 min  |

January 20, 2026
Isolezwe

Isolezwe

'Uvume elokubulala umakhelwane' emsola ngokuntshontshana nomkakhe

UBESOLA umufi ngokuntshontshana nomkakhe umakhelwane ozinikele emaphoyiseni ngoLwesihlanu, ngelokubulala owesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, owaduka ngasekupheleni konyaka odlule.

1 min  |

January 19, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Ukugula kwenza uL'vovo wasaba ukuphumela phandle

UMCULI we-kwaito, uL'vovo Derrango, ugonyuluke ngobuhlungu bokuhlaselwa yisifo sohlangothi ngo-2022, athi kwamenza wasaba ngisho ukuphuma phandle abonwe ngabantu.

1 min  |

January 19, 2026

Isolezwe

Kuhliphizwe isidleke samaphara emgwaqweni ongenela e Thekwini

UMASIPALA weTheku ugcine uyisukumele eyokususa abantu abadla izidakamizwa bese begcaluza ngezinyawo emgwaqweni uChe Guevara ongaphansi kowuthelawayeka u-M4, obheke eningizimu.

1 min  |

January 19, 2026
Isolezwe

Isolezwe

Kugalwe umkhankaso wokunikelela ophume kwiBig Brother Mzansi

SEKUQALWE umkhankaso wokuphosa imali yokweseka uMarcia \"Cia\" Morata okhishwe ohlelweni iBig Brother Mzansi ngoLwesihlanu ebusuku, emuva kokubanjwa umunyu wakhala ngenxa yezifo eziyamaniswa nengqondo.

1 min  |

January 19, 2026