Facebook Pixel Umkhakha wezomthetho unezigaba eziningi okumele uziqonde | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com

Try GOLD - Free

Umkhakha wezomthetho unezigaba eziningi okumele uziqonde

Isolezwe

|

June 18, 2025

BUHLUNGU obaziwa abazali kanye nezingane ngonyaka ka-1976 bungelinganiswa nalutho. Yilapha impi yokulwa nobandlululo nokucindezelwa komuntu omnyama yabhekiswa ezinganeni, kwavuleka elinye ikhasi lobandlululo olwalubhekiswe ekuqinisekweni ukuthi imfundo etholwa omuntu omnyama ayingabi sezingeni elingamnikeza ikusasa eliqhakazile.

Kwakuthiwa akube yimfundo encane, eyomsebenzi nje ongenawo amagalelo amahle nazothuthukisa wena kanye nezwe lakho. Angisayiphathi-ke eyokuholelwa, le mfundo yayithi wena muntu omnyama oyohlezi ule phansi. Ngisho ukungena emikhakheni eminye kwakuyinto okwakungathi ifanele abelinye ibala, hhayi thina. Nasendimeni yezomthetho akubanga lula ukuqeqeshwa uphinde usebenze njengommeli. Bekungelula futhi kunencindezelo enkulu.

Abahlahli bendlela obaba uNelson Mandela, Walter Sisulu, Adv Duma Nokwe, Mnuz Griffiths Mxenge noMama uMxenge ezinye zezingqalabutho eziyibambe ishisa kuze kufikwe lapha sikhona. Bavule amasango ukuze nathi sikwazi ukungena kulo mkhakha wezomthetho.

Noma ukuthola umsebenzi sekunzima, kodwa kubalulekile ukuthi sicobelelane ngolwazi kulabo abafisayo ukungena ukuze bazilungiselele kahle. Umkhakha wobumeli uhlukene izigaba eziningi. Kukhona abameli ababizwa ngama-legal practitioners, nawo ahlukana ngoba kukhona no-advocate khona lapho. Umehluko ukuthi i-advocate iqala ukuxhumana namalungu omphakathi ngokucelwa noma ukuthunywa ama-attorneys. Bese kuva khona ama-consultant nama-legal advisors, iningi labo basuke besebenza ngaphakathi ezinkampanini ukuze beluleke bengaphakathi abaphathi balezo zinkampani.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Imashi 'ngembudane yecala' lokufa kukaMeyiwa

BAHLONGOZA ukungena emgwaqweni bamashe abazibiza ngeFriends of Senzo Meyiwa Family njengoba bekhala ngokuningi abathi bakholwa wukuthi kuyabhimba ekuqulweni kwaleli cala

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izeluleko ezihlomise osomabhizinisi

'SONKE sikhule sazi ukuthi ibhizinisi elithuthukayo noma eselichumile yilelo elinesitolo okwazi ukungena uthenge impahla noma umkhiqizo othile kusona, kepha ngenxa yesikhathi esiphila kusona - kufana nokuzibambezela ukubambelela kuleyo ndlela

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

Ikhwelo kwabahlukunyezwe udokotela oboshelwe awocansi

ULINDELEKE avele namuhla eNkantolo yeMantshi yaseMadadeni udokotela oboshelwe amacala okunukubeza ngokocansi iziguli ezine zesifazane.

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

UMfundisi uxoshelwe ukudla u-R200 000 webandla

BHANTSHI ligcwale umoya kuMfundisi webandla laseMzimkhulu iFaith Centre ngemuva kokuba esolwe amakholwa ngokweba u-R200 000

time to read

1 mins

April 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Isigwebo esinzima kobeyisikhulu samaphoyisa

INKANTOLO yesiFunda sasePinetown, izolo iligixabeze iminyaka engu-17 libhadla ejele iphoyisa elalidumile KwaZuluNatal, uKhephu Ndlovu

time to read

1 mins

April 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uchatha emklomelweni wabazonqoba kumaBambelela

BAZOHLEKA bodwa osomabhizinisi abasafufusa abawu-20 abazokhethwa ohlwini lwabawu-128 abangenele umncintiswano wokuthola uxhaso lokufukula osomabhizinisi amaBambelela Business Awards, ahlelwa yiHollywood Foundation

time to read

1 min

April 29, 2026

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 QAPHELA ukuthi ukuba manqika nokungaqondisisi ezinye izinto, akuphazamisi ubudlelwano nomngani wakho

time to read

2 mins

April 28, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izikhalo behlulwa kumaMetro

IKHULU isililo ezintokazini zaKwaZulu-Natal, uZee Nxumalo noNaledi Aphiwe, okuthe ngoMgqibelo, zabuya zishwiba izandla emcimbini wezindondo amaMetro FM Music Awards.

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Umafikizolo usethembe umklomelo ngomaqondana

UMCULI kamaskandi okwabangaconsi phansi kule ndima, Umafikizolo, usethembise ukuqhubeka ajabulise abalandeli bomculo wakhe nabelashwe yizingoma ezinomyalezo wothando

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa

UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto

time to read

1 mins

April 24, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size