Try GOLD - Free
Ithanda ukuphuma esandleni indaba yama-matric dance
Isolezwe
|July 03, 2025
NGIZOQALA ngokuvuma ukuthi eyami i-matric dance ineminyaka eminti yadlula, mhlawumbe yingakho ngibona izinto ngendlela ehlukile. Noma kunjalo, umsebenzi wokuba wumzali wokukhulisa ufundise ingane ngempilo awushintshi. Kanjalo nowokuba wuthisha.
-
Kade ngikwelinye lamahhotela eThekwini ezinsukwini. Ngiqale ngokubambezeleka kungangeneki ngenxa yokuminyana kwezimoto zikanokusho ezinye ziphelezelwa yizithuthuthu. Ngeke ngiqambe amanga, khona ngiwagezile amehlo ngisabambezelekile! Akubona ubuhle bezimoto nezithuthuthu lobuya. Ngize ngacabanga ukuthi mhlawumbe kunombukiso wezimoto engingazwanga ngawo.
Alukho uhlobo lwemoto kanokusho obelungekho laphaya, ngisho lezi zimoto ezikuqhweba umile zithi ngibuke. Bekukhona wena Ferrari, Porsche, Lamborghini, Rolls Royce, Aston Matin, ngihluleka nokuchaza. Obehamba ngeMercedes Benz le ejwayelekile ubefana nogqoke uphaqa emshadweni.
This story is from the July 03, 2025 edition of Isolezwe.
Subscribe to Magzter GOLD to access thousands of curated premium stories, and 10,000+ magazines and newspapers.
Already a subscriber? Sign In
MORE STORIES FROM Isolezwe
Isolezwe
Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa
UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto
1 mins
April 24, 2026
Isolezwe
UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo
USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange
NOKUBONGWA PHENYANE
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa
UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa
1 min
April 23, 2026
Isolezwe
Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu
ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni
1 min
April 22, 2026
Isolezwe
Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese
UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphelile ngabafundi bakaJesu
KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Listen
Translate
Change font size

