Facebook Pixel Uthembisa ukubeka phambili ukuthuthuka kwezokugijima obuyele kwesokuhola | Isolezwe - newspaper - Les denne historien på Magzter.com
Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Få ubegrenset tilgang til over 9000 magasiner, aviser og premiumhistorier for bare

$149.99
 
$74.99/År

Prøve GULL - Gratis

Uthembisa ukubeka phambili ukuthuthuka kwezokugijima obuyele kwesokuhola

Isolezwe

|

June 17, 2025

USTEVE Mkasi obuyiselwe esikhundleni sokuba ngumengameli weKwaZulu-Natal Athletics (KZNA) okhethweni obelungempelasonto uthembisa ukuqhubeka lapho egcine khona ekuholeni le nhlangano yezokugijima esifundazweni njengoba esethatha ihlandla lesibili.

- SIBUSISO MDLALOSE

Uthembisa ukubeka phambili ukuthuthuka kwezokugijima obuyele kwesokuhola

UMkasi udle umhlanganiso okhethweni lweKZNA obelungoMgqibelo eWestville, eThekwini, ehlula ngamavoti abebanga nabo isikhundla sokuba ngumengameli okunguSello Mokoena, Mandla Mngomezulu, Chris White noRomeo Hulane.

Kulolu khetho amanye amakilabhu awawathumelanga amagama abantu abazovota okuholele ekutheni ukhetho luqale sekuhambe isikhathi, njengoba kuthiwa wonke amakilabhu atshelwa ukuba athumele amagama abantu abazokuba yingxenye yokhetho kodwa abanye abangakwenza lokho.

Phakathi kwamakilabhu okuvela ukuthi kawakwazanga ukuvota kulolu khetho iHollywood Athletics Club, Phantane neMaxed Elite.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing

LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.

time to read

2 mins

June 15, 2026

Isolezwe

Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo

UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.

time to read

1 mins

June 15, 2026

Isolezwe

USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani

I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.

time to read

1 min

June 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size