Newspaper
Isolezwe
Kungani impilo iqhubeka sengathi akonakele kwiNPA?
UPHIKO lwezokuShushiswa koMphakathi (NPA) lusanda kuphumela obala ngokuthi, ngosizo loMnyango wezoBulungiswa, selulungele ukuyisa ezinkantolo ababhekene nezinsolo ezibucayi ezavela ngesikhathi seKhomishini kaZondo.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Ubonge uNkulunkulu u-Alex Mthiyane kuphela iminyaka esakaza
UBONGE uNkulunkulu nabasakazi abadala athi eminyakeni ewu-30 esendimeni yokusakaza bakhathule ingxenye enkulu u-Alex Mthiyane, oyisikhulu esiphezulu emikhakheni ehlukene emsakazweni Igagasi FM.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Bakhiphe ipolitiki ekubulaweni kowe-IFP
UMengameli we-IFP uMnuz Velenkosini Hlabisa, uthe kubuhlungu ukwazi ukuthi umbulali ubaphuce umuntu ofana nalona.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Uncome iKZN ngokuyisingatha ngempumelelo iComrades Marathon
UNDUNANKULU wesifundazwe iKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, uncome isifundazwe ngokubamba ngempumelelo umjaho iComrades Marathon izolo.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Izithenjwa zinqaba ukuvuselela izinkontileka kuMaZulu
ZIMAPEKETWANE izinto kuMaZulu okuvela ukuthi ashiywa yinqwaba yabadlali abanamava okuthiwa bayenqaba ukuvuselela izinkontileka ngenxa yemiholo engagculisi.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
UDijana unqobe 'amadimoni' anyakenye edla ubhedu kwiComrades
KUMJABULISILE ukubuya azolungisa amadimoni akhe angonyaka odlule uTete Dijana odle umhlanganiso emjahweni iComrades Marathon yebanga lika-89.98 km osuke eMgungundlovu waphelela ePeople's Park, eThekwini, izolo.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Awasoze alibaleka amaqhawe alwa namadlagusha
MHLELI: NgoLwesihlanu amakhosi aseMampondweni abegubha ekhumbula impi yaseNgquza (iNgquza Hill). Le mpi ebuye yaziwe ngeMpondo Revolt, yalwa ngoJuni 7, 1960. Le mpi KwaZulu ngingayifanisa neyamakhanda (Bhambatha Rebellion ka-1906). AmaMpondo namaZulu ayelwela umhlaba wawo owawuqolwa ugetshengwa amagobamlomo.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Sihalalisela ama Bhele ngesifundo ngoNdlela kaSompisi
MHLELI: I-AfriForum ihalalisele AmaBhele National Association (Amanasso) ngokusingatha ngempumelelo okokuqala isifundo sokukhumbula uNdlela kaSompisi.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Kukhalwa ngezikhungo zemfundo ezikweleta iNSFAS izigidigidi
KUKHONJWA izikhungo zemfundo ephakeme ngokukweleta isikhwama esixhasa izitshudeni ngemali yokufunda, iNational Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), imali ecela kuR12 billlion.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Kubhekwe isinqumo seChiefs ngabafunwa nguNabi
KUFANELE ukuba kuconsa amathe kubalandeli beKaizer Chiefs ngenxa yamagama abadlali abamataniswa naleli qembu laseNaturena elimatasa ngokushanela amabala kulezi zinsuku ngenhloso yokwamukela izinduku ezintsha.
1 min |
June 09, 2025
Isolezwe
Ubanjiswe wunyanyavu lwemoto obeseqole iSassa iminyaka ehola eyezipoki
U QHATHWE yiToyota Fortuner asanda kuyithenga owesifazane waseCamperdown, okuvela ukuthi uqole iSouth African Social Security Agency (Sassa) izigidi.
1 min |
