Intentar ORO - Gratis
Bavunwa wumthetho wePSL abanqatshelwa ukujoyina iChiefs
Isolezwe
|July 09, 2025
AVUNWA wumthetho abadlali abagolozelwa yiCape Town Spurs ukuthi bajoyine iKaizer Chiefs yize leli qembu laseKapa selehlele ebholeni lama-amesha kulandela ukudliwa yizembe kwiMotsepe Foundation Championship.
Lawa ngamazwi kaTebogo Munyai oyibamba likamengameli kwiSouth African Football Players Union (Sapfu) awatshele leli phephandaba ngesikhathi limbuza ngalesi simo okubukeka sengathi sizogcina sifinyelele ezinkantolo.
Ilokhu iqine njalo imibiko ekhomba ukuthi u-Asanele Velebayi, Luke Baartman noLiam Bern sebeqede konke neChiefs naMaZulu FC ngokwahlukana kodwa leli qembu laseKapa liyakuchitha lokhu.
Esta historia es de la edición July 09, 2025 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
UBahubhe usexoshiwe eWorkshop azakhele udumo kuyo
UMASKANDA uBahubhe usedalule ukuthi ngeke aphinde ethule ama-albhamu akhe ngaphandle kwenxanxathela yezitolo iWorkshop enkabeni yeTheku kulandela \"ukuxoshwa\" ngabaphathi bayo ngenxa yokugcwala kwabantu
1 mins
March 09, 2026
Isolezwe
Ibandla lizoya kokhalaza ngqo kuMbhishobhi omisa uFata onobungoma
A ZOZIHAMBISELA ngokwawo izikhalazo zawo kuMbhishobhi oMkhulu uMandla Jwara, ophethe iDayosisi yaseThekwini, esontweni lamaRoma aKhatholika, amalungu ePherish yasePinetown, iThe Immaculate Conception Church
2 mins
March 09, 2026
Isolezwe
UBig Zulu nomcimbi ozoxoxa ngohambo Iwakhe emculweni
UZOXOXA ngohambo lwakhe lokungena endimeni yomculo aze avule isitebele somculo esinabaculi abadumile kuleli, umrepha waseBergville, uSiyabonga Nene odume ngelikaBig Zulu.
1 mins
March 09, 2026
Isolezwe
Uphumela obala ngokubhubhudla u-R6.2 million
OWESIFAZANE waseMtubatuba, namanje osengundabamlonyeni ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokuvela ohlelweni oluthi I Blew it, echaza ukuthi wayidla kanjani imali engu-R6
1 min
March 06, 2026
Isolezwe
Udube isigwebo olahlwe icala efuna kuxoshwe izintatheli
KUHLEHLISELWE usuku lwanamuhla ukugwetshwa kowesilisa olahlwe yicala lolubulala ngesihluku unina wengane yakhe owayengumfundi, kulandela ukwala kwakhe aphethe ukubuya ebhokisini, ethi akuxoshwe izintatheli
1 mins
March 06, 2026
Isolezwe
Uvalo ngokugobhoza kwegazi ngeyokwebiwa kwemfuyo
SIMANZONZO isimo eWeenen, ngaphansi kobukhosi beNkosi uSiphiwe Mvelase, ngenxa yokukhula mawala komkhuba wokwebiwa kwemfuyo
2 mins
March 06, 2026
Isolezwe
UThandiswa uzogubha iminyaka engu-50 ngedili lomculo eThekwini
INTANDOKAZI endimeni yomculo, uThandiswa Mazwai, ithe izizwa ibusisekile ngohambo ebe nalo emculweni, njengoba kulo nyaka igubha iminyaka engu-50 yazalwa
1 min
March 06, 2026
Isolezwe
Osaziwayo badube iChiefs esiwukudla kwenduku
KUCASULE ngisho osaziwayo ukudliwa kweKaizer Chiefs engelinye lamaqembu amakhulu kuleli ngoLwesibili ebusuku ephinde yakhala ngaphansi ngo 1-0 kwiRichards Bay FC, emdlalweni weBetway Premiership eMhlathuze Sports Complex, eMhlathuze
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Intukuthelo emaRomeni kunikezwa ikhefu oFata abanobungoma
Lokhu - amalungu ebandla azifelayo ngalabo Fata - akutolika njengokushaywa kwabo ngesithende
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokusivala isikole abazali becikwa olukathishanhloko
ABAZALI abebedinwe begane unwabu bafunge bagomela ukuthi ngeke sivulwe isikole, uMkhumbane Secondary esiseChesterville, eThekwini, engabuyisiwe uthishanhloko waso omiswe isigubhukane.
1 mins
March 05, 2026
Listen
Translate
Change font size
