Try GOLD - Free
UKolisi kwelamaBhokobhoko elizogadulisana neGeorgia
Isolezwe
|July 16, 2025
UZODLALA okokuqala eqenjini lesizwe kulo nyaka ukaputeni wamaBhokobhoko, uSiya Kolisi, njengoba efakiwe eqenjini elizobhekana neGeorgia eMbombela Stadium, eMpumalanga, ngoMgqibelo, ngo5.10 ntambama.
UKolisi akadlalanga ngesikhathi iqembu lakuleli livula isizini ngowokungcweka namaBarbarians eKapa, ngenyanga edlule, ngenxa yokudonseka umsipha osemqaleni kanye nongaseqakaleni, i-achilles.
Umqeqeshi, uRassie Erasmus, uqoke ukumnikeza isikhathi esithe xaxa sokwelulama, wangamfaka nasemidlalweni emibili yakamuva abayidlale ne-Italy eLoftus Versfeld naseNelson Mandela Bay Stadium.
This story is from the July 16, 2025 edition of Isolezwe.
Subscribe to Magzter GOLD to access thousands of curated premium stories, and 10,000+ magazines and newspapers.
Already a subscriber? Sign In
MORE STORIES FROM Isolezwe
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Isolezwe
Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba
ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.
1 min
April 17, 2026
Isolezwe
Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana
INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela
1 min
April 16, 2026
Isolezwe
Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho
ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana
1 mins
April 16, 2026
Isolezwe
Indida ngobufakazi obusha ngokubulawa kwephoyisa loMkhandlu we Theku
UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, uNongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa eMkhandlwini weTheku, uCaptain Zwelakhe Thomas Ntombela
3 mins
April 16, 2026
Isolezwe
ObeseKhozini ubuyele kwezemfundo wahlomula nango-R2.8 million
KUFAKAZELEKE isisho sesiZulu esithi, \"ukuwa kwendlu wukuvuka kwenye\" kowayengumsakazi woKhozi FM, uLucky Nkosi, osekuvele izindaba zokuthi ubuyela emkhakheni wezemfundo ayevele ewusheba nokusakaza
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
INdlunkulu ibuyele obhukwini lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu
SELUPHINDE lwavutshelwa kabusha uthuthuva lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu, obekucatshangwa ukuthi usuphelile kulandela ukuvumbuka kwenselelo ephonswa uMntwana uMbonisi kaBhekuzulu, ofuna iNkantolo yoMthethosisekelo ibuyekeze isinqumo esavuna ubukhosi beSilo uMisuzulu kaZwelithini
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
Umculi ugqugquzela ozakwabo ukungenela iComrades
UMCULI oyilungu leqembu i-Afrosoul ufuna ukugqugquzela ozakwabo ngokubaluleka kokuzivocavoca ukuze bagweme izifo
1 mins
April 15, 2026
Listen
Translate
Change font size

