Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 10,000+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

Uzolinda ngekusasa uMchunu onikezwe ikhefu eliyisipesheli

Isolezwe

|

July 14, 2025

Lokhu kusho ukuthi uMchunu uzobe ehlezi ekhaya kuso sonke lesi sikhathi kuze kube ikhomishini inikeza iPhalamende nenhloko yamaJaji, uMandisa Maya, umbiko wokugcina.

URamaphosa uthe uMchunu ukwamukele ukunikezwa ikhefu elikhethekile futhi wathi uzobambisana nekhomishini.

URamaphosa uqoke uSolwazi waseNyuvesi iWits, uFiroz Cachalia, ukuba abambe isikhundla sikaMchunu.

UCachalia uzothatha umhlalaphansi eWits ekupheleni kwenyanga, bese eqala umsebenzi omusha ngo-Agasti.

URamaphosa uthe okwamanje uzoqoka omunye ungqongqoshe ukuba abambe kuze kube uCachalia uqala umsebenzi.

UCachalia uke waba wuMphathiswa wezokuPhepha esifundazweni iGauteng.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

HALALA BAFANA BAFANA!

KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Kwaze 'kwabhizi' eMzansi

EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)

time to read

1 min

October 10, 2025

Isolezwe

'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'

U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'

time to read

1 min

September 03, 2025

Isolezwe

Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela

KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick

time to read

1 min

September 02, 2025

Isolezwe

Bakhungathekile

UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.

time to read

1 min

August 27, 2025

Isolezwe

Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume

INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha

time to read

1 min

August 20, 2025

Isolezwe

Isolezwe

Umndeni ungcwabe umlenze isidumbu singatholakali

KUBE yinjabulo kuvulwa ifemu yakwaMahindra South Africa esinkudlwana eDube Trade Port eThekwini, izolo.

time to read

1 min

August 13, 2025

Isolezwe

UMphathiswa uyikhomba kwi-MK inkohlakalo

Uthi unobufakazi ngabantu bayo abatamuza amathenda nezikhundla

time to read

1 min

July 30, 2025

Isolezwe

Bacikwa yisigwebo sowabulala intombi ikhulelwe

Wayimuhluza odongeni eyibamba nesoka

time to read

1 min

July 23, 2025

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size