Facebook Pixel 'Iphephile imisebenzi yadadlali abadayiswe neSuperSport United' | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com
Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 10,000+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

'Iphephile imisebenzi yadadlali abadayiswe neSuperSport United'

Isolezwe

|

July 10, 2025

WONKE amandla awele kubadlali abebesemabhukwini eSuperSport United ngesikhathi idayiswa ngokuzokwenzeka ngekusasa labo njengoba sekulindwe ukuthi iPremier Soccer League (PSL) igunyaze indaba yeSiwelele FC.

- MTHOKOZISI MNCUSENI

'Iphephile imisebenzi yadadlali abadayiswe neSuperSport United'

Lawa ngamazwi kaTeboho Monyai oyibamba kwesobumengameli weSouth African Football Players Union (Safpu) awatshele Isolezwe ngesikhathi limbuza ngekusasa labadlali beSuperSport njengoba isidayisiwe. Nakuba isematheni eyeSiwelele nabaphathi bayo abasha kodwa bekungakaze kushiwo lutho ngokuzokwenzeka ngabadlali abebenezinkontileka neSuperSport.

UMonyai uthe wonke amandla akubadlali kodwa konke kuncike ekutheni bavumelana ngani nabanikazi abasha.

“Bonke abadlali abebesemabhukwini eSuperSport ngesikhathi idayiswa ngeke balahlekelwe yimisebenzi kodwa lokhu kuncike ekutheni banayo yini kumbe abanayo inkinga ngokufudukela eFree State,” kusho uMonyai.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Imashi 'ngembudane yecala' lokufa kukaMeyiwa

BAHLONGOZA ukungena emgwaqweni bamashe abazibiza ngeFriends of Senzo Meyiwa Family njengoba bekhala ngokuningi abathi bakholwa wukuthi kuyabhimba ekuqulweni kwaleli cala

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izeluleko ezihlomise osomabhizinisi

'SONKE sikhule sazi ukuthi ibhizinisi elithuthukayo noma eselichumile yilelo elinesitolo okwazi ukungena uthenge impahla noma umkhiqizo othile kusona, kepha ngenxa yesikhathi esiphila kusona - kufana nokuzibambezela ukubambelela kuleyo ndlela

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

Ikhwelo kwabahlukunyezwe udokotela oboshelwe awocansi

ULINDELEKE avele namuhla eNkantolo yeMantshi yaseMadadeni udokotela oboshelwe amacala okunukubeza ngokocansi iziguli ezine zesifazane.

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

UMfundisi uxoshelwe ukudla u-R200 000 webandla

BHANTSHI ligcwale umoya kuMfundisi webandla laseMzimkhulu iFaith Centre ngemuva kokuba esolwe amakholwa ngokweba u-R200 000

time to read

1 mins

April 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Isigwebo esinzima kobeyisikhulu samaphoyisa

INKANTOLO yesiFunda sasePinetown, izolo iligixabeze iminyaka engu-17 libhadla ejele iphoyisa elalidumile KwaZuluNatal, uKhephu Ndlovu

time to read

1 mins

April 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uchatha emklomelweni wabazonqoba kumaBambelela

BAZOHLEKA bodwa osomabhizinisi abasafufusa abawu-20 abazokhethwa ohlwini lwabawu-128 abangenele umncintiswano wokuthola uxhaso lokufukula osomabhizinisi amaBambelela Business Awards, ahlelwa yiHollywood Foundation

time to read

1 min

April 29, 2026

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 QAPHELA ukuthi ukuba manqika nokungaqondisisi ezinye izinto, akuphazamisi ubudlelwano nomngani wakho

time to read

2 mins

April 28, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izikhalo behlulwa kumaMetro

IKHULU isililo ezintokazini zaKwaZulu-Natal, uZee Nxumalo noNaledi Aphiwe, okuthe ngoMgqibelo, zabuya zishwiba izandla emcimbini wezindondo amaMetro FM Music Awards.

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Umafikizolo usethembe umklomelo ngomaqondana

UMCULI kamaskandi okwabangaconsi phansi kule ndima, Umafikizolo, usethembise ukuqhubeka ajabulise abalandeli bomculo wakhe nabelashwe yizingoma ezinomyalezo wothando

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa

UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto

time to read

1 mins

April 24, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size