Facebook Pixel U-Ouaddou akezwani namavila: umdlali | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com
Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 10,000+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

U-Ouaddou akezwani namavila: umdlali

Isolezwe

|

June 25, 2025

UVusi Sibiya obeyibamba maphakathi emuva kwiGallants obengesinye sezithenjwa zikaOuaddou, uchaze lo mqeqeshi njengongezwani namavila.

Ufuna abadlali abayilandelayo imiyalelo yakhe nabasebenza kanzima. Uma wenza njalo, noma yikanjani uhlala ukhona esikimini sakhe. Akezwani nabadlali abangafuni ukusebenza," kusho uSibiya ongomunye wabadlali abakhululwe yiGallants.

"Ungumqeqeshi okwahlulela ngokwenza ejimini. Uma umnika lokhu akufunayo, ngosuku lomdlalo uzongena esikimini. Konke ukubeka obala. Ngokwami iPirates ihlabene ngokuthola lo mqeqeshi. Okunye okuhle ngaye wukuthi uyabathanda abadlali abasebancane.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uzithintele uZuluboy egxeka uNgizwe noPhakela

UMREPHA osezinze eMelika, uBrian \"Zuluboy\" Majozi, usephumele obala wagxeka abaholi abalwa nabantu bakwamanye amazwe abakuleli ngokungemthetho.

time to read

1 min

June 19, 2026

Isolezwe

Udilikajele kowabulala umshayeli we-Uber wamshisa

OWESILISA waseMariannhill, eThekwini, owakha itulo lokubulala umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile maqede washisa isidumbu sakhe eWaterloo, eVerulam, ugwetshwe udilikajele ngoLwesithathu.

time to read

2 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Belilwa nodlame lwezobulili iphoyisa elibulawe yisoka

UKUTHOLA kunzima ukwamukela isihluku elibulawe ngaso iphoyisa laseMpumalanga, eHammarsdale, umndeni othi belihlale lishumayeza abesifazane ukuthi bangabi abagilwa ngenxa yothando.

time to read

1 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwoZalo nezinhlelo zokucija abafana

ISILOMO soZalo, uMasoja \"Nkunzi\" Msiza, sizokwethula umkhankaso esihlose ngawo ukucija abafana ukuze babe amadoda aqotho.

time to read

1 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Utholwe esizibeni efile owaduka 'esongelwe ngokufa'

IFUNA ambheke eduze umsolwa amaphoyisa izihlobo zowesilisa waseNkonkotho, eDumbe, okutholwe isidumbu sakhe sintanta esizibeni ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwoKhozi ucikwe ukubhuqwa wumculi wokholo

U MSAKAZI woKhozi FM, uZama Mseleku, usole umculi ocula owokholo, uJumbo, ngokumphula umoya emuva kokuba uJumbo embhinge ezinkundleni zokuxhumana.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Belizinikele emsebenzini iphoyisa 'elibulawe' uyise wengane

BAKHALE ngokufa olwembiza abantu baselokishini iMpumalanga, eHammarsdale, ngephoyisa okuthiwa lidutshulwe labulawa uyise wengane ngoLwesibili.

time to read

1 min

June 18, 2026

Isolezwe

Iphoyisa lihujwe ngezibhamu lisolwa ngokugwazisa

IPHOYISA likaMasipala weTheku elisolwa ngokugwazisa abafuna ukuba amaphoyisa omkhandlu lihujwe wonogada okuthiwa bebehlome ngezinhlokohlela zezibhamu labaleka laze layongena emahhovisi ayikomkhulu ngeledlule.

time to read

2 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngenkabi eqoshwe igonyuluka ngetulo lokusoconga uthishanhloko

UTHI uselala obenyoni uthishanhloko waseGobhela Primary Fully Service School, eMthwalume, osola elinye lamaPhini akhe ngokuthi limatasa lihlela uzungu lokumsoconga.

time to read

1 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ubeselahle ithemba umbhali weThe Polygamist

U MBHALI wencwadi ethi The Polygamist, uSue Nyathi uthe le ncwadi okumanje isematheni kwabaningi, ngemuva kokuthi iphendulwe umdlalo ibisinqatshwe ukudayiswa ezindaweni eziningi.

time to read

1 min

June 17, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size