Try GOLD - Free
Ushiye amawele anenyanga umahosha obulawe yikhasimende
Isolezwe
|June 24, 2025
WEDLULEemhlabeni washiya amawele owesifazane okuthiwa ubedayisa ngomzimba, okuvela ukuthi ubulawe yikhasimende lakhe eVerulam, eThekwini, ngeSonto.
Lokhu kudalulwe abenkampani yonogada eqapha ubugebengu kule ndawo, iReaction Unit South Africa (Rusa).
Okhulumela le nkampani, uMnuz Prem Balram, uthe imininingwane yokuthi lona wesifazane ungubani wakwabani, ivezwe yisoka lakhe emva kwesigameko.
"Isoka lakhe elifike endaweni yesigameko, yilo eliqinisekise ukuthi ungubani.
"Liphinde latshela onogada bethu ukuthi umufi ungunina wezingane ezingamawele, ezinenyanga eyodwa zizelwe," kusho uBalram.
Elandisa ngesigameko uBalram, uthe lona wesifazane kuthiwa ubulawe owesilisa obeyikhasimende lakhe, enkabeni yedolobha eVerulam.
This story is from the June 24, 2025 edition of Isolezwe.
Subscribe to Magzter GOLD to access thousands of curated premium stories, and 10,000+ magazines and newspapers.
Already a subscriber? Sign In
MORE STORIES FROM Isolezwe
Isolezwe
Unina kamsolwa 'ubalekise' ofakazi kwelokudlwengulwa kwengane
USOLWA ngokubalekisa ofakazi bengakazibhalisi izitatimende unina womfana okuthiwa udlwengule ingane yentombazane eGroutville, KwaDukuza, ngoMgqibelo.
2 mins
December 18, 2025
Isolezwe
'UWarras ubezigqaja ngobuZulu efuna umaskandi kwiGagasi'
USAZIWAYO osanda kubulawa ngokudutshulwa eGoli, ngoLwesibili, uWarrick \"DJ Warras\" Stock, uchazwe njengomuntu obezigqaja kakhulu ngokuba wumZulu.
1 min
December 18, 2025
Isolezwe
ULasizwe uphumele obala ngokuba nokhwantalala
UMETHULI wezinhlelo uLasizwe Dambuza usedalule ukuthi uphethwe wukhwantalala aselusukumele ngokuthi ayochitha amasonto ambalwa azayo nongoti bezengqondo.
1 min
December 17, 2025
Isolezwe
Umsindo ngokwehla kwezinga lamaSama
BANINGI osaziwayo abaphoxekile ngomqhudelwano wezindondo obubanjelwe eGallagher Convention Centre, eGoli, ngoMgqibelo, amaSouth African Music Awards (Samas).
1 mins
December 17, 2025
Isolezwe
Kubulawe okuthiwa ubeqoqa ngodli imali emphakathini
UDUTSHULWE wafa owesilisa waseMzimkhulu, okuvela ukuthi ubekade ewuhlalise lubhojozi umphakathi wakule ndawo ewukhokhisa o-R50 njalo uma kuphela inyanga.
1 mins
December 17, 2025
Isolezwe
Izinsolo zokungaziphathi kahle kogwaze isoka lafa
KUSOLWA ukungaziphathi kahle kowesifazane okuthiwa ugwaze isoka lakhe lafa eCato Crest, eMayville, ngoLwesihlanu.
1 mins
December 17, 2025
Isolezwe
Babheme bakholwa abesifazane kwiNtandokazi
BAHLONYISWE ngayo yonke inhlobo yolwazi abesifazane ebebehambele umcimbi ohlelwa yiSolezwe minyaka yonke, iNtandokazi, ngoMgqibelo.
2 mins
December 15, 2025
Isolezwe
lyolala ibonene esiphakamisweni sokuketula uNtuli
KWAZIWA ukuthi kuzogcina bani esiphakamisweni sokungabethembi ubuholi bukaNdunankulu waKwaZuluNatal, uMnuz Thami Ntuli, esifakwe yiMK Party eholwa owayengumengameli, uMnuz Jacob Zuma.
2 mins
December 15, 2025
Isolezwe
Libhoka liyakhahlela ibhodi leNgonyama ngomyalelo weSilo
INDODAKAZI kaMengameli Jacob Zuma ongumholi we-MK Party, uNksz Brumelda Zuma, ngesikhathi ifungiswa njengelungu elisha elizomela leli qembu ePhalamende izolo
1 min
December 11, 2025
Isolezwe
Kucishe kwavalwa ngehlahla emndenini waseNkandla kubulawa 12
SPAR
1 min
December 09, 2025
Listen
Translate
Change font size
