Facebook Pixel Abamatekisi bafuna amaphoyisa axazulule olwamaveni adla umsebenzi | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com

Try GOLD - Free

Abamatekisi bafuna amaphoyisa axazulule olwamaveni adla umsebenzi

Isolezwe

|

June 20, 2025

BAFUNA kungenelele amaphoyisa abakusoseshini wamatekisi osebenza eBallito namaphethelo, kubhilita abamaveni, okuthiwa bathutha abagibeli kungafanele, babayise ezindaweni okwakhiwa kuzona.

- ZIMBILI VILAKAZI

Ngokusho kokhulumela lo soseshini, iDolphin Coast, uMnuz Richard David, lo mkhuba usunesikhathi wenzeka emalokishini akhele iBallito neKwaDukuza. Uthe basuke beya ezindaweni ezifana neTinley Manor, Sherfield nakhona eBallito. Uqhube wathi abamaveni balayisha inqwaba yabantu bese besenga ezimithiyo bathi abasebenzi babo.

"Isikhathi esiningi uma silandelela, sithola ukuthi osomathuba laba, abangahlanganise lutho nomsebenzi waleyo ndawo, abasuke bethi kuyosetshenzwa kuyona," kusho uDavid.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Usomatekisi uchaza ngokwenze wafuna umagondana kwiTV

UBEFUNA indlela ezomenza athembeke kuphathina wakhe uma esemtholile usomatekisi waseSoweto, uKelebogile \"Trivi K\" Morake (26), ngoLwesihlanu obonakale ohlelweni iMageza Want a Wife, kuMzansi Magic

time to read

1 min

May 05, 2026

Isolezwe

Babalisa ngesibhaxu sonogada ezitimeleni

BABALISA ngesibhaxu abathi basithola konogada benkampani yakwaPrasa abagibeli bezitimela ezihamba phakathi kwaseMlaza nasedolobheni iTheku

time to read

2 mins

May 05, 2026

Isolezwe

Luyashuba olwamakhosi 'aghathwa uButhelezi'

LUYA ngokushuba udaba lwamakhosi amabili aseMzimkhulu abhekene ngeziqu zamehlo ngombango wendawo iMfulamhle

time to read

2 mins

May 05, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Abafundi bafunelwa usizo lomfaniswano kulandela umlilo

UMNYANGO wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal uphezu kwezihlelo zokutholela inqwaba yabafundi basemijondolo eyakhele umqwaqo uQuarry Road, eThekwini, umfaniswano wesikole ukuze basheshe babuyele esikoleni

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UMthandeni ucele umkhuleko emuva kwengozi yemoto

ISIHLABANI somculo kamaskandi, uMthandeni \"Igcokama Elisha\" Manqele, sicela imikhuleko emuva kokuba izinsizwa ezisebenza nazo zehlelwe yingozi yemoto

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

UKhuzani ubonge uxhaso ngedili lama-Blue Nation

UMCULI kamaskandi, uKhuzani Mpungose odume ngeleNdlamlenze, usememezele ukuthi uma kuvuma izimo, umcimbi i-Blue Nation Festival uzoza eThekwini, ngonyaka ozayo

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Bahlongoza ukuvala iKZN abakhala ngoDuma 'okhokhela obhululu'

BANGASE bavale isifundazwe sonke ngokhukhulelangoqo wesiteleka osonkontileka abakha imigwaqo, abakhala ngokungakhokhelwa wuMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal, kusuka nyakenye

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Badunyazwe 'inhlabathi' enkulumweni kaMkhwanazi abalwa nobugebengu

UMSUNGUlI weThekwini Neighbourhood Watch, uMnuz Andile Jali, uwathole enenhlabathi amazwi ashiwo uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, kulandela ukubulawa kwamalungu abo amathathu eBhambayi, eNanda, ngoMgqibelo

time to read

2 mins

May 04, 2026

Isolezwe

Imashi 'ngembudane yecala' lokufa kukaMeyiwa

BAHLONGOZA ukungena emgwaqweni bamashe abazibiza ngeFriends of Senzo Meyiwa Family njengoba bekhala ngokuningi abathi bakholwa wukuthi kuyabhimba ekuqulweni kwaleli cala

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izeluleko ezihlomise osomabhizinisi

'SONKE sikhule sazi ukuthi ibhizinisi elithuthukayo noma eselichumile yilelo elinesitolo okwazi ukungena uthenge impahla noma umkhiqizo othile kusona, kepha ngenxa yesikhathi esiphila kusona - kufana nokuzibambezela ukubambelela kuleyo ndlela

time to read

1 min

April 30, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size