Facebook Pixel IMaritzburg ilahlekelwe kwazuza iTheku: Kadodia | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com

Try GOLD - Free

IMaritzburg ilahlekelwe kwazuza iTheku: Kadodia

Isolezwe

|

June 11, 2025

USIHLALO weDurban City, uFarouk Kadodia, uphinde wakugcizelela ukuthi ngeke besabuyela eMgungundlovu, lapho abephucwa khona inkundla ngemuva kokugawulwa yizembe ngo-2023.

- ZAKHELE XАВА

IMaritzburg ilahlekelwe kwazuza iTheku: Kadodia

ICity ewine iligi yeMotsepe Foundation Championship, yamukeliswe yiPremier Soccer League (PSL) ngokusemthethweni indebe ezindlini zokusakaza kwaSuperSport izolo.

Indebe ibihambisana nesheke lika-R 5 million. Leli qembu alinikwanga indebe ngemuva komdlalo eliwudlale neCape Town Spurs ngenyanga edlule ngenxa yecala ebelifakwe yileli qembu laseKapa neJDR Stars mayelana nomdlali uSaziso Magawana okuthiwa incwadi emkhululayo yakhishwa yiMarumo Gallants esikhundleni seLeruma United.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Usomatekisi uchaza ngokwenze wafuna umagondana kwiTV

UBEFUNA indlela ezomenza athembeke kuphathina wakhe uma esemtholile usomatekisi waseSoweto, uKelebogile \"Trivi K\" Morake (26), ngoLwesihlanu obonakale ohlelweni iMageza Want a Wife, kuMzansi Magic

time to read

1 min

May 05, 2026

Isolezwe

Babalisa ngesibhaxu sonogada ezitimeleni

BABALISA ngesibhaxu abathi basithola konogada benkampani yakwaPrasa abagibeli bezitimela ezihamba phakathi kwaseMlaza nasedolobheni iTheku

time to read

2 mins

May 05, 2026

Isolezwe

Luyashuba olwamakhosi 'aghathwa uButhelezi'

LUYA ngokushuba udaba lwamakhosi amabili aseMzimkhulu abhekene ngeziqu zamehlo ngombango wendawo iMfulamhle

time to read

2 mins

May 05, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Abafundi bafunelwa usizo lomfaniswano kulandela umlilo

UMNYANGO wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal uphezu kwezihlelo zokutholela inqwaba yabafundi basemijondolo eyakhele umqwaqo uQuarry Road, eThekwini, umfaniswano wesikole ukuze basheshe babuyele esikoleni

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UMthandeni ucele umkhuleko emuva kwengozi yemoto

ISIHLABANI somculo kamaskandi, uMthandeni \"Igcokama Elisha\" Manqele, sicela imikhuleko emuva kokuba izinsizwa ezisebenza nazo zehlelwe yingozi yemoto

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

UKhuzani ubonge uxhaso ngedili lama-Blue Nation

UMCULI kamaskandi, uKhuzani Mpungose odume ngeleNdlamlenze, usememezele ukuthi uma kuvuma izimo, umcimbi i-Blue Nation Festival uzoza eThekwini, ngonyaka ozayo

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Bahlongoza ukuvala iKZN abakhala ngoDuma 'okhokhela obhululu'

BANGASE bavale isifundazwe sonke ngokhukhulelangoqo wesiteleka osonkontileka abakha imigwaqo, abakhala ngokungakhokhelwa wuMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal, kusuka nyakenye

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Badunyazwe 'inhlabathi' enkulumweni kaMkhwanazi abalwa nobugebengu

UMSUNGUlI weThekwini Neighbourhood Watch, uMnuz Andile Jali, uwathole enenhlabathi amazwi ashiwo uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, kulandela ukubulawa kwamalungu abo amathathu eBhambayi, eNanda, ngoMgqibelo

time to read

2 mins

May 04, 2026

Isolezwe

Imashi 'ngembudane yecala' lokufa kukaMeyiwa

BAHLONGOZA ukungena emgwaqweni bamashe abazibiza ngeFriends of Senzo Meyiwa Family njengoba bekhala ngokuningi abathi bakholwa wukuthi kuyabhimba ekuqulweni kwaleli cala

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izeluleko ezihlomise osomabhizinisi

'SONKE sikhule sazi ukuthi ibhizinisi elithuthukayo noma eselichumile yilelo elinesitolo okwazi ukungena uthenge impahla noma umkhiqizo othile kusona, kepha ngenxa yesikhathi esiphila kusona - kufana nokuzibambezela ukubambelela kuleyo ndlela

time to read

1 min

April 30, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size