Denemek ALTIN - Özgür
Isigwebo ngeke simvuse uMagaga- umndeni
Isolezwe
|July 08, 2025
NAKUBA umndeni wowayengunobhala jikelele we-ANC Youth League, uMnuz Sindiso Magaqa, usishayela ihlombe isigwebo esiqinile esinikezwe inkabi elahlwe yicala lokumsoconga, kodwa uthi lesi sigwebo ngeke siwapholise amanxeba abhibhayo.
Umndeni uthe isigwebo esinikezwe uSibusiso Ncengwa, ngeke siwapholise amanxeba adalwa wukubulawa kukaMagaqa.
Uthe unethemba lokuthi ukugwetshwa kukaNcengwa, kuzoholela ekutheni kuboshwe obhongoza ababemthumile. Umndeni ubukhuluma emva kokuba iNkantolo eNkulu eMgungundlovu, igwebe uNcengwa iminyaka engu-25 ebhadla ejele ngecala lokusoconga uMagaqa.
Inkantolo igwebe uNcengwa iminyaka engu-25 ebhadla ejele ngecala lokwakha itulo lokusoconga uMagaqa.
Uphinde wagwetshelwa amacala amathathu okuzama ukubulala, awokucekela impahla kanye nelokutholakala nesibhamu nezinhlamvu ezingekho emthethweni.
Esewonke amacala agwetshelwe wona ayishumi nanye.
Zonke lezi zigwebo uzozidonsa kanye kanye.
Bu hikaye Isolezwe dergisinin July 08, 2025 baskısından alınmıştır.
Binlerce özenle seçilmiş premium hikayeye ve 9.000'den fazla dergi ve gazeteye erişmek için Magzter GOLD'a abone olun.
Zaten abone misiniz? Oturum aç
Isolezwe'den DAHA FAZLA HİKAYE
Isolezwe
Basadidekile ngembangela yomlilo ababhujelwe yinqwaba yezihlobo
Uthe kubafi bekukhona izingane zakhe ezimbili, abazukulu bakhe abangamawele abazalwa umufi omdala, bese kuba ewumshana wakhe
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Uyavela ezimkhalele ngelemali yokuvikela
UZOVELA kusasa eNkantolo yeMantshi yaseThekwini, owesilisa oneminyaka engu-42, oboshwe ngoLwesihlanu, eCornubia, eThekwini, ngecala lokufuna ngodli imali yokuvikela
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Babheme bakholwa emcimbini kaJumbo
ABALITHOLANGA ithuba lokuthi bahlale phansi badonse umoya abalandeli bomculi wokholo, uJumbo Nyangiwe, ngoMgqibelo, ePlayhouse eThekwini
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Akucaci ngekusasa likaNkunzi kuZalo
KHULUNYELWA emakhoneni eyokuhamba kwesilomo somlingisi woZalo, uMasoja Msiza, kulo mdlalo wakwiSABC 1
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku
UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu
1 min
February 26, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngedimoni esikoleni 'esinothisha ababhubhisa abafundi ngocansi'
BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole saseMgababa, uMnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.
2 mins
February 26, 2026
Isolezwe
Ugcine emxolelile uyise obengayizwa eyokumngcwaba
LUGCINE lugobile uphondo, wamngcwaba uyise owesilisa waseCopesville, eMgungundlovu, kulandela ukushaya phansi ngonyawo isikhathi eside ethi ngeke amngcwabe.
1 mins
February 26, 2026
Isolezwe
USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe
UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela
BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.
1 mins
February 25, 2026
Isolezwe
Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni
Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva
1 min
February 25, 2026
Listen
Translate
Change font size

