Denemek ALTIN - Özgür
Kukhonjwe indodakazi kaZuma kuvumbuka olunye utwayi kwiMK
Isolezwe
|July 02, 2025
MPETHU isiphinde yangena ngontombikayise wendodakazi yomholi weMK, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla, njengoba muva nje isisolwa ngokufaka unyawo lwedada ekusebenzeni kweqembu ePhalamende.
Iphini lomholi weMK, uDkt John Hlophe, ukhombe ngenjumbane uNkk Zuma-Sambudla, emsola ngokudunga amalungu eqembu ePhalamende.
UHlophe usole uNkk Zuma-Sambudla nokhulumela iqembu, uMnuz Nhlamulo Ndhlela, ngokuba nesandla oqhekekweni oludla lubi kumalungu eqembu ePhalamende.
Lokhu ukusho encwadini ayibhekise kumholi weqembu, uMnuz Jacob Zuma, lapho emcela khona ukuthi angenelele kule nsambatheka.
Akukhona okokuqala uNkk Zuma-Sambudla noNdhlela besolwa ngokuxova iMK. Iningi labaholi abaxoshwa kwiMK lakhala ngoNkk Zuma-Sambudla noNdhlela.
Bu hikaye Isolezwe dergisinin July 02, 2025 baskısından alınmıştır.
Binlerce özenle seçilmiş premium hikayeye ve 9.000'den fazla dergi ve gazeteye erişmek için Magzter GOLD'a abone olun.
Zaten abone misiniz? Oturum aç
Isolezwe'den DAHA FAZLA HİKAYE
Isolezwe
Usizi umndeni ubhubha engozini usendleleni uyojabula
KUBE wusizi emndenini wakwaMnyango eCinci, eMfolozi, injabulo yokuthi kuzoba nomcimbi omncane ekhaya, iphenduka imvula yezinyembezi njengoba kubhubhe izihlobo eziyisithupha engozini yomgwaqo.
1 mins
February 02, 2026
Isolezwe
Udilikajele kowadlwengula unina emsola ngokumhleba
OWESILISA oneminyaka engu-32 ugwetshwe udilakajele eNkantolo yesiFunda eNgwelezane, ngeledlule, emva kokulahlwa yicala lokushaya nokudlwengula unina omzala-i.
1 min
February 02, 2026
Isolezwe
UNaledi nelinye icwecwe noMawelele
INTOKAZI yaseNanda, eThekwini, uNaledi Aphiwe, isiveze ukuthi ibinesifiso sokuthi yenze i-albhamu ephelele noMawelele kodwa ukungabi nesikhathi sokuthi benze lo msebenzi ngonyaka odlule, kuphoqe ukuthi bagcine benze izingoma ezine kuphela ngokuhlanganyela.
1 min
February 02, 2026
Isolezwe
Umculi kamaskandi osematheni uphe abafundi ukudla kwendlebe
UMCULI kamaskandi oqengqeleza phambili ngokudayisa kwengoma yakhe kuma-Official SA Charts (kwi-local Top 10 nakwi-International Top 20), uFeza Langa, ukhuthaze abafundi ngokubaluleka kwesikole
1 mins
February 02, 2026
Isolezwe
UNjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela
U CHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zoKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza (ongasekho emhlabeni), okuvele izindaba zokushona kwakhe ngoMgqibelo ngemva kokuxinwa wukugula.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Bakhalela ubulungiswa 'ngobulawe' esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa
ZIFUNA ubulungiswa izihlobo zowesilisa waseDanganya, eMgababa, kulandela ukushaywa kwakhe aze ashone esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Usobishini umlingisi ngenxa ye-lipstick
UMLINGISI wodumo lukaMawande kwiGenerations, uNambitha Mpumlwana, ubambe umoya ngenxa yecala lokweba abhekene nalo.
1 min
January 30, 2026
Isolezwe
Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?
VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.
2 mins
January 29, 2026
Isolezwe
Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo
UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.
1 min
January 29, 2026
Isolezwe
Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni
SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.
2 mins
January 28, 2026
Listen
Translate
Change font size
