Denemek ALTIN - Özgür
Ngabe lo hulumeni oholwa yiBhele eKZN usaqhuba ukhondolo Iwayizolo?
Isolezwe
|June 30, 2025
MHLELI: EHhovisi likaNdunankulu KwaZulu-Natal kuzwakale ukuthi kunokuhlukunyezwa komunye wabasebenzi besifazane ehlukunyezwa ngomunye umsebenzi wesilisa, ogcine esula emsebenzini.
-
Undunankulu uthi usaphenya kodwa manje lo muntu kuthiwa usulile emsebenzini. Khonalapho useyothi memfu kwelinye ihhovisi komunye umasipala. Umbuzo wami uthi, ngabe akangena
Bu hikaye Isolezwe dergisinin June 30, 2025 baskısından alınmıştır.
Binlerce özenle seçilmiş premium hikayeye ve 9.000'den fazla dergi ve gazeteye erişmek için Magzter GOLD'a abone olun.
Zaten abone misiniz? Oturum aç
Isolezwe'den DAHA FAZLA HİKAYE
Isolezwe
Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni
SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.
2 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa inggondo
BAMSOLA ngokuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseKoffie Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala lokubulala umakhelwane.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
llengelwa yizembe inhloko yoKlebe eKZN 'ebiwubhululu' kaMatlala
ILENGELWA yizembe iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, esolwa ngokuba wubhululu kasomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi \"Cat\" Matlala.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda
KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo
UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.
1 min
January 27, 2026
Isolezwe
Basola umuntu owaziwayo kubulawa othandana nabobulili obufana nobakhe
USOLA ukuthi umsolwa wumuntu owaziwayo umndeni wowesilisa obethandana nabantu abanobulili obufana nobakhe, okuthiwa ubulawe ngesihluku eNumber 9, KwaXimba, ngeSonto.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
Ibandla lakwaShembe liyathimula ngabacela ngezipho eziphezulu
IBANDLA lamaNazaretha, eBuhleni, seligxeke indaba yezinsizwa zebandla ezikhangisa ezinkundleni zokuxhumana izipho eziphezulu ezizithengela izintombi ezizikhetha ngosuku lokugcina lomhlangano kaJanuwari.
1 min
January 27, 2026
Isolezwe
Kukhuzwa ukuyamanisa ukufa nokhozi kushona uNjinji
UPHATHE kabi futhi kwathusa abaningi ukudlula emhlabeni kowayengumsakazi woKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza, othathwe wukugula esibhedlela ngoMgqibelo ekuseni.
2 mins
January 26, 2026
Isolezwe
UNjinji ushone esenamakhono anhlobonhlobo
FANELESIBONGE BENGU UMANDLA \"Njinji”/Njinji Wami Magwaza oshone ngoMgqibelo, ubedabuka eJozini.
1 min
January 26, 2026
Isolezwe
Unengwe 'umfowabo owazibulala' ngokumfaka kumshwalense wesigidi engazi
USEVULE icala futhi uvutha engabaselwe owesilisa waseShowe othi uvulelwe ngumfowabo angamethembi umshwalense wesigidi samarandi engazi.
2 mins
January 23, 2026
Listen
Translate
Change font size

