Facebook Pixel Iziguli zibhekene nengwadla esibhedlela esingenamanzi | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com

Try GOLD - Free

Iziguli zibhekene nengwadla esibhedlela esingenamanzi

Isolezwe

|

December 30, 2025

Inkulu kakhulu inkinga yamanzi kulesiya sifunda sikaMasipala uMzinyathi.

"Lena yinkinga endala nekapakela esikhungweni sethu, yize noma umnyango uhlale uqinisekisa ukuthi esikhungweni awapheli nya amanzi," kusho yena.

Yize lesi khulu sikhulume kanje kepha Isolezwe lithole ukuthi iziguli eziseduzane kuyenzeka zitotobe ziyogeza amakhaya, bese ziphinde zibuyele esibhedlela ngenxa yayo inkinga yamanzi.

Sikhulu kakhulu isikhalo emphakathini kangangoba abanye sebeze baphakamise ukuthi ngabe kungcono uma singavele sivalwe lesi sibhedlela esiphakathi koMvoti neDundee.

"Ngabe kungcono uma singamane sivalwe simane sazi ukuthi asinaso isibhedlela kule ndawo kunokuphila le mpilo esiyiphilayo njalo uma kunezihlobo zethu ezingaphakathi," kusho ilungu lomphakathi ngokukhathazeka.

Omunye okhulume neSolezwe onesiguli sakubo esingaphakathi kuyimanje, uthe lena yinkinga esifana nento engathusi kulesi sibhedlela esinemibhede yokulalisa iziguli ebalelwa ku-350.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'

'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona

time to read

1 mins

April 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba

ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.

time to read

1 min

April 17, 2026

Isolezwe

Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana

INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela

time to read

1 min

April 16, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho

ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana

time to read

1 mins

April 16, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngobufakazi obusha ngokubulawa kwephoyisa loMkhandlu we Theku

UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, uNongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa eMkhandlwini weTheku, uCaptain Zwelakhe Thomas Ntombela

time to read

3 mins

April 16, 2026

Isolezwe

Isolezwe

ObeseKhozini ubuyele kwezemfundo wahlomula nango-R2.8 million

KUFAKAZELEKE isisho sesiZulu esithi, \"ukuwa kwendlu wukuvuka kwenye\" kowayengumsakazi woKhozi FM, uLucky Nkosi, osekuvele izindaba zokuthi ubuyela emkhakheni wezemfundo ayevele ewusheba nokusakaza

time to read

1 mins

April 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

INdlunkulu ibuyele obhukwini lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu

SELUPHINDE lwavutshelwa kabusha uthuthuva lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu, obekucatshangwa ukuthi usuphelile kulandela ukuvumbuka kwenselelo ephonswa uMntwana uMbonisi kaBhekuzulu, ofuna iNkantolo yoMthethosisekelo ibuyekeze isinqumo esavuna ubukhosi beSilo uMisuzulu kaZwelithini

time to read

1 mins

April 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umculi ugqugquzela ozakwabo ukungenela iComrades

UMCULI oyilungu leqembu i-Afrosoul ufuna ukugqugquzela ozakwabo ngokubaluleka kokuzivocavoca ukuze bagweme izifo

time to read

1 mins

April 15, 2026

Isolezwe

Utholwe esebanda oshiywe esigangeni 'obebamba eyemali"

UTHOLWE esebanda emotweni elaxazwe esigangeni eduzane nomfula, omunye wabasolwa abebeyingxenye yokubanjwa kwemoto ethwala imali, eKranskop, ngoMsombuluko

time to read

1 min

April 15, 2026

Isolezwe

Usathuka izanya uthishanhloko obethunjwe watholwa eboshiwe eNanda

UBONGA awuphezi ukuthi utholwe esadla anhlamvana umndeni kathishanhloko wesinye sezikole eDonnybrook, kodwa ohlala eMkhazini, ngaseFolweni, othunjwe amadoda angaziwa ngeSonto ebusuku

time to read

1 min

April 14, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size