Try GOLD - Free
Idumele i-DA ukhongolose evikela uNgqongqoshe weMfundo ePhakeme
Isolezwe
|July 08, 2025
I-ANC yaseka uNgqongqoshe weMfundo ePhakeme uDkt Nobuhle Nkabane, njengoba ebhekene nengcindezi yokuthi asule ngokuqambela iPhalamende amanga.
IDA izwakalise ukudumala ngesinyathelo se-ANC sokweseka uDkt Nkabane, osephenywa ngoKlebe. Izolo esithangamini nabezindaba eGoli, uNobhala jikelele we-ANC, uMnuz Fikile Mbalula, uthe bayameseka uDkt Nkabane ngoba ukwenze konke exolisa ngokudukisa iPhalamende.
Uthe umholi uma enze iphutha, uyalivuma, alilungise bese exolisa.
This story is from the July 08, 2025 edition of Isolezwe.
Subscribe to Magzter GOLD to access thousands of curated premium stories, and 10,000+ magazines and newspapers.
Already a subscriber? Sign In
MORE STORIES FROM Isolezwe
Isolezwe
Abamaloli basola amaphoyisa ngendluzula
ABENHLANGANO elwela amalungelo abashayeli bamaloli, i-All Truck Drivers Forum and Allied South Africa (ATDF-ASA) sebesole amaphoyisa ngokusebenzisa amandla awo kabi.
2 mins
June 01, 2026
Isolezwe
UJay-Z ugadle kuNicki Minaj kwasuka ukushisa
KUSUKE umsindo enkundleni yokuxhumana i-X emva kokuba umrepha, uJay-Z, egxibhe uNicki Minaj waze wafaka negama lomyeni wakhe ongumlingisi, uKenneth Petty.
1 min
June 01, 2026
Isolezwe
Ubuyela eNorth West umcimbi wezindondo
U BUYELA esifundazweni iNorth West, owaqala kuso ngesikhathi usungulwa umcimbi wezindondo amaSouth African Music Awards (Sama).
1 min
June 01, 2026
Isolezwe
Uvalo kudutshulwa abangu-13 bebuka ibhola
NAMANJE akuvumi ukuthi bakukholwe okwenzekile abantu baseNsimbini, eMayville, ngeSonto ngemuva kokuba kudutshulwe abantu abangu-13 ebebehlezi bebuka ibhola endaweni yokucima ukoma yakuyona le ndawo.
2 mins
May 29, 2026
Isolezwe
Idili lomculo kacothoza ePlayhouse
KUZOBE kusina kudedelana amaqembu omculo wesicathamiya eThe Playhouse, eThekwini, kusasa njengoba kuzobe kunomcimbi wesibili owaziwa ngokuthi Isicathamiya Concert.
1 min
May 29, 2026
Isolezwe
I-The Ascots nobumnandi bekhethelo kwiHDJ
ABACULI abadume emhlabeni jikelele futhi abagokwe kumaGrammy, uBryson Tiller, Masego noSwae Lee bazoba yingxenye yobukhazikhazi beHollywoodbets Durban July (HDJ) yanonyaka, njengoba i-Ascots ilungiselela ukubamba iqhaza kule ndumezulu eseGreyville, eThekwini, ngoJulayi 4.
1 min
May 29, 2026
Isolezwe
Kukhuzwa ukusabalala kwamampunge 'ngabokufika abadune itekisi inabafundi'
IKHUZA ukusatshalaliswa kwezinsolo ezingamampunge ikhansela laseMgungundlovu, kulandela ukusabalala kwezindaba zokuthi abokufika bathumbe abafundi besikole saKwaMpumuza ngoLwesibili.
1 min
May 28, 2026
Isolezwe
Uvinqobe ngemfundo impi yezidakamizwa
KUZIKHULULA enkingeni ayezifake kuyona yokuluthwa nokulawulwa yisidakamizwa esiwumbulalazwe iwunga kuthele izithelo ezinhle nezibonakalayo kuThabiso Khumalo, eba ngesinye sezitshudeni ezithweswe iziqu eDurban University of Technology (DUT).
1 mins
May 28, 2026
Isolezwe
Imibono ehlukene umlingisi evakashele onesifo sokuguga
UMLINGISI wakuleli, uDawn Thandeka King, ususe ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana ebonakala evakashele uSnenhlanhla Khoza (31) intokazi ephila ne-werner syndrome, isifo esingajwayelekile solibofuzo esidala ukuguga ngaphambi kwesikhathi.
1 min
May 27, 2026
Isolezwe
Ufisa ukuyeka ukufundisa uthisha oxakwe yindle egumbini lakhe
USECABANGA nokuyeka ukufundisa uthisha waseMlalazi Primary, eShowe, othi njalo uma kunguMsombuluko ufica ngenkunzimalanga yedede egunjini lakhe lokufundisa.
1 min
May 27, 2026
Listen
Translate
Change font size
