Facebook Pixel Kuzokhonjiswa umdlalo iSarafina ukukhumbula intsha yango-1976 | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com
Go Unlimited with Magzter GOLD

Go Unlimited with Magzter GOLD

Get unlimited access to 10,000+ magazines, newspapers and Premium stories for just

$149.99
 
$74.99/Year

Try GOLD - Free

Kuzokhonjiswa umdlalo iSarafina ukukhumbula intsha yango-1976

Isolezwe

|

June 13, 2025

UKUKHUMBUZA abantu bakuleli lizwe ukuthi intsha yango-1976, yabhekana nobunzima obungakanani ukulwa nemithetho yohulumeni wengcindezelo, isiteshi esizimele sethelevishini i-etv sizokhombisa umdlalo owaveza lokho ngokuphelele, iSarafina, isonto lonke, esiteshini sayo sobuchwepheshe i-eVod.

- SIMANGALISO NTSHANGASE

Lo mdlalo ozobe ugubha unyaka wesi-33 waqala ukukhonjiswa kwithelevishini, uzoqale ukhonjiswe kwi-etv kusasa ngo-8, kusihlwa, bese ukhonjiswa izinsuku eziyisikhombisa kwi-eVod kusuka ngoJune 15 kuya ku-21.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uzithintele uZuluboy egxeka uNgizwe noPhakela

UMREPHA osezinze eMelika, uBrian \"Zuluboy\" Majozi, usephumele obala wagxeka abaholi abalwa nabantu bakwamanye amazwe abakuleli ngokungemthetho.

time to read

1 min

June 19, 2026

Isolezwe

Udilikajele kowabulala umshayeli we-Uber wamshisa

OWESILISA waseMariannhill, eThekwini, owakha itulo lokubulala umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile maqede washisa isidumbu sakhe eWaterloo, eVerulam, ugwetshwe udilikajele ngoLwesithathu.

time to read

2 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Belilwa nodlame lwezobulili iphoyisa elibulawe yisoka

UKUTHOLA kunzima ukwamukela isihluku elibulawe ngaso iphoyisa laseMpumalanga, eHammarsdale, umndeni othi belihlale lishumayeza abesifazane ukuthi bangabi abagilwa ngenxa yothando.

time to read

1 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwoZalo nezinhlelo zokucija abafana

ISILOMO soZalo, uMasoja \"Nkunzi\" Msiza, sizokwethula umkhankaso esihlose ngawo ukucija abafana ukuze babe amadoda aqotho.

time to read

1 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Utholwe esizibeni efile owaduka 'esongelwe ngokufa'

IFUNA ambheke eduze umsolwa amaphoyisa izihlobo zowesilisa waseNkonkotho, eDumbe, okutholwe isidumbu sakhe sintanta esizibeni ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwoKhozi ucikwe ukubhuqwa wumculi wokholo

U MSAKAZI woKhozi FM, uZama Mseleku, usole umculi ocula owokholo, uJumbo, ngokumphula umoya emuva kokuba uJumbo embhinge ezinkundleni zokuxhumana.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Belizinikele emsebenzini iphoyisa 'elibulawe' uyise wengane

BAKHALE ngokufa olwembiza abantu baselokishini iMpumalanga, eHammarsdale, ngephoyisa okuthiwa lidutshulwe labulawa uyise wengane ngoLwesibili.

time to read

1 min

June 18, 2026

Isolezwe

Iphoyisa lihujwe ngezibhamu lisolwa ngokugwazisa

IPHOYISA likaMasipala weTheku elisolwa ngokugwazisa abafuna ukuba amaphoyisa omkhandlu lihujwe wonogada okuthiwa bebehlome ngezinhlokohlela zezibhamu labaleka laze layongena emahhovisi ayikomkhulu ngeledlule.

time to read

2 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngenkabi eqoshwe igonyuluka ngetulo lokusoconga uthishanhloko

UTHI uselala obenyoni uthishanhloko waseGobhela Primary Fully Service School, eMthwalume, osola elinye lamaPhini akhe ngokuthi limatasa lihlela uzungu lokumsoconga.

time to read

1 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ubeselahle ithemba umbhali weThe Polygamist

U MBHALI wencwadi ethi The Polygamist, uSue Nyathi uthe le ncwadi okumanje isematheni kwabaningi, ngemuva kokuthi iphendulwe umdlalo ibisinqatshwe ukudayiswa ezindaweni eziningi.

time to read

1 min

June 17, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size