Facebook Pixel Lisemanzini Isolezwe kudlula omunye wabahluzi | Isolezwe - newspaper - Read this story on Magzter.com

Try GOLD - Free

Lisemanzini Isolezwe kudlula omunye wabahluzi

Isolezwe

|

June 12, 2025

KUDLULE emhlabeni obengumhlaziyi wezincwadi zeSolezwe, uNkk Mpume Nzimande, ngemuva kokugula isikhashana. UNkk Nzimande ubesebenzela Isolezwe esethimbeni labahluzi bezindaba kodwa umsebenzi wakhe obuvela emehlweni abafundi bephephandaba bekuba yingosi yangoLwesihlanu ethi Eshalofini Lezincwadi noMpume Nzimande.

- INTATHELI YESOLEZWE

Lisemanzini Isolezwe kudlula omunye wabahluzi

Le ntokazi, ebiyaziwa ngokuthanda ukufunda izincwadi, yaba yingxenye yethimba lokuqala kusungulwa Isolezwe ngo-2002, lapho yakhombisa amagalelo amakhulu ekucabeni indlela leli phephandaba elalihlela ukuzwakala ngayo ekusetshenzisweni kolimi lwesiZulu.

MORE STORIES FROM Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

UNtanzi ucacisa ngokweseka iMarch and March

UMCULI wowokholo, u-Ayanda Ntanzi, ubhoboke ngokumenza aseke umkhankaso oholwa yinhlangano iMarch and March wokuxosha abantu basemazweni angaphandle abakuleli ngokungemthetho.

time to read

1 min

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuzogiya u-DJ Cndo ne Qwabe Twins kwi-Absa Run Your City

NGAPHANDLE kokubheka ngabomvu umjaho i-Absa Run Your City Durban 10km yanonyaka ozobe ugubha iminyaka eyisishiyagalolunye wasungulwa, abathandi bezokugijima eThekwini namaphethelo ngemuva komjaho bazozitika ngomculo wezihlabani zomculo, iQwabe Twins noDJ Cndo.

time to read

1 min

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uvalo ngokuphepha emndenini wobulewe

UZWAKALISE okukhulu ukukhathazeka ngokuphepha kwawo umndeni kamastende obulawe eParkgate, eVerulam, ngeSonto, kuvela umsolwa oyedwa esikhundleni sabathathu eNkantolo yeMantshi yaseVerulam izolo.

time to read

2 mins

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuboshwe obekunesikhathi ezingelwa woKlebe

IZOVELA eNkantolo yeMantshi yaseMzimkhulu ngoLwesine indoda obese kuphele isikhathi esingaphezu konyaka ibalekela ingalo yomthetho.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Udado (4) akaconsi phansi ngesimanga sezimpendulo zezibalo

IZINOMBOLO nokubala yinto evame ukuba yinkinga ebantwini abaningi ngisho abadala futhi abafundile imbala, kangangokuthi abanye baze babalekele isifundo sezibalo esikoleni ngoba bekholelwa ekutheni sibukhuni futhi asiqondeki kalula.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphela amazwi kwabazibonele kubulawa umastende

BAPHELELWA amagama okuchaza isihluku esenziwe ababulali, abazibonele abebeyiziqashi begwaza futhi begenca obengumastende wabo eParkgate, eVerulam, ngeSonto.

time to read

2 mins

June 23, 2026

Isolezwe

Bazonikwa amasu ezomnotho kosomabhizinisi basemakhaya

OSOMABHIZINISI basezindaweni zasemakhaya, abatshalimali nababhekele umnotho owakhiwa ezindaweni zasemakhaya bazocetshiswa ngamathuba okufeza lokho, ukuze kufukuleke izindawo zasemakhaya kwandiswe nezinhlelo zokutshala imali kuzona.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Uzonke uzonandisa emcimbi wesihlabani saseMelika

UMZWILILI wakuleli uZonke Dikana uzoba ngomunye wamaciko azovulela isihlabani saseMelika uma sesizonandisa kuleli uTamia, emcimbini ozobanjwa ngenyanga yabesifazane kuleli u-Agasti.

time to read

1 min

old June 22, 2026

Isolezwe

Uzonke uzonandisa emcimbi wesihlabani saseMelika

UMZWILILI wakuleli uZonke Dikana uzoba ngomunye wamaciko azovulela isihlabani saseMelika uma sesizonandisa kuleli uTamia, emcimbini ozobanjwa ngenyanga yabesifazane kuleli u-Agasti.

time to read

1 min

June 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Isilonda esingapholi ngowashaywa wanyamalala emshadweni

U SEKUDE ukuthola ukuthula owesifazane wase- Effingham, eThekwini, kuphela iminyaka eyisithupha indodana yakhe yanyamalala ngendlela engagondakali.

time to read

2 mins

June 22, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size