Prøve GULL - Gratis
UMazibuko ushone egcizelela lapho ezofihlwa khona
Isolezwe
|April 14, 2026
BISIYIBONA indlela yayo ingwazi yeLadysmith Black Mambazo, uMdletshe Albert Mazibuko, edlule emhlabeni ngeSonto eledule, emuva kokugula njengoba igcizelele kumfowabo isesibhedlela ukuthi ifuna ukufihlwa kuphi ngaphambi kokuthi kuyenele ngakusasa
I-LADYSMITH Black Mambazo ivaleisa ngomculo elungwini layo ebese lithathe umhlalaphansi, u-Albert Mazibuko Isithombe: FANELESIBONGE BENGU
(FANELESIBONGE BENGU)
UMazibuko (77) ushonele esibhedlela esiseThekwini, emuva kokugula isikhashana. Umfowabo u-Abednigo Mazibuko, oke wacula kwiMambazo ngaphambi kokuthatha umhlalaphansi, uthe uMazibuko wazisholo yena ukuthi ufuna ukufihlwa kubo eNtabamhlophe, Estcourt.
Denne historien er fra April 14, 2026-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Isolezwe
Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba
ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.
1 min
April 17, 2026
Isolezwe
Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana
INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela
1 min
April 16, 2026
Isolezwe
Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho
ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana
1 mins
April 16, 2026
Isolezwe
Indida ngobufakazi obusha ngokubulawa kwephoyisa loMkhandlu we Theku
UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, uNongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa eMkhandlwini weTheku, uCaptain Zwelakhe Thomas Ntombela
3 mins
April 16, 2026
Isolezwe
ObeseKhozini ubuyele kwezemfundo wahlomula nango-R2.8 million
KUFAKAZELEKE isisho sesiZulu esithi, \"ukuwa kwendlu wukuvuka kwenye\" kowayengumsakazi woKhozi FM, uLucky Nkosi, osekuvele izindaba zokuthi ubuyela emkhakheni wezemfundo ayevele ewusheba nokusakaza
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
INdlunkulu ibuyele obhukwini lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu
SELUPHINDE lwavutshelwa kabusha uthuthuva lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu, obekucatshangwa ukuthi usuphelile kulandela ukuvumbuka kwenselelo ephonswa uMntwana uMbonisi kaBhekuzulu, ofuna iNkantolo yoMthethosisekelo ibuyekeze isinqumo esavuna ubukhosi beSilo uMisuzulu kaZwelithini
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
Umculi ugqugquzela ozakwabo ukungenela iComrades
UMCULI oyilungu leqembu i-Afrosoul ufuna ukugqugquzela ozakwabo ngokubaluleka kokuzivocavoca ukuze bagweme izifo
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
Utholwe esebanda oshiywe esigangeni 'obebamba eyemali"
UTHOLWE esebanda emotweni elaxazwe esigangeni eduzane nomfula, omunye wabasolwa abebeyingxenye yokubanjwa kwemoto ethwala imali, eKranskop, ngoMsombuluko
1 min
April 15, 2026
Isolezwe
Usathuka izanya uthishanhloko obethunjwe watholwa eboshiwe eNanda
UBONGA awuphezi ukuthi utholwe esadla anhlamvana umndeni kathishanhloko wesinye sezikole eDonnybrook, kodwa ohlala eMkhazini, ngaseFolweni, othunjwe amadoda angaziwa ngeSonto ebusuku
1 min
April 14, 2026
Listen
Translate
Change font size
