Prøve GULL - Gratis
Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho
Isolezwe
|April 16, 2026
ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana
-
INDODANA ka-Albert Mazibuko, uNhlanhla ogqoke isudi emnyama, icula neqembu iLadysmith Black Mambazo enkonzweni yesikhumbuzo izolo isithombe: DOCTOR NGCOBO
(DOCTOR NGCOBO)
Lokhu kuvezwe umfowabo enkonzweni yesikhumbuzo ebiseCFCI eBerea eThekwini izolo.
U-Abednigo Mazibuko, oke wacula kwiMambazo ngaphambi kokuthatha umhlalaphansi, uthe umfowabo wazisholo yena ukuthi ufuna ukufihlwa kubo eNtabamhlophe, e-Estcourt.
Uthe ngenxa yemithetho yakule ndawo okuzofihlwa kuyo, bahlele ukuthi ekuseni kuqale umngcwabo afihlwe bese kuthi ngo-9 kube nenkonzo ezoba seMtshezi High, e-Estcourt ngoMgqibelo ekuseni.
"Indawo azofihlwa kuyo inemithetho kakhulu, ngakho sizoqala ngokumfihla ekuseni bese kulandela inkonzo ezobe ihambisana nezikhulumi ezihlukene," kusho uMazibuko.
Uthe umfowabo ubengumuntu onothando, nobexhasana kakhulu ezintweni abantu abazenzayo.
Denne historien er fra April 16, 2026-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Isolezwe
Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba
ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.
1 min
April 17, 2026
Isolezwe
Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana
INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela
1 min
April 16, 2026
Isolezwe
Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho
ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana
1 mins
April 16, 2026
Isolezwe
Indida ngobufakazi obusha ngokubulawa kwephoyisa loMkhandlu we Theku
UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, uNongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa eMkhandlwini weTheku, uCaptain Zwelakhe Thomas Ntombela
3 mins
April 16, 2026
Isolezwe
ObeseKhozini ubuyele kwezemfundo wahlomula nango-R2.8 million
KUFAKAZELEKE isisho sesiZulu esithi, \"ukuwa kwendlu wukuvuka kwenye\" kowayengumsakazi woKhozi FM, uLucky Nkosi, osekuvele izindaba zokuthi ubuyela emkhakheni wezemfundo ayevele ewusheba nokusakaza
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
INdlunkulu ibuyele obhukwini lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu
SELUPHINDE lwavutshelwa kabusha uthuthuva lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu, obekucatshangwa ukuthi usuphelile kulandela ukuvumbuka kwenselelo ephonswa uMntwana uMbonisi kaBhekuzulu, ofuna iNkantolo yoMthethosisekelo ibuyekeze isinqumo esavuna ubukhosi beSilo uMisuzulu kaZwelithini
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
Umculi ugqugquzela ozakwabo ukungenela iComrades
UMCULI oyilungu leqembu i-Afrosoul ufuna ukugqugquzela ozakwabo ngokubaluleka kokuzivocavoca ukuze bagweme izifo
1 mins
April 15, 2026
Listen
Translate
Change font size

