試す 金 - 無料
Usola othisha ngohlaselwe izigebengu zifuna eyomhlalaphansi
Isolezwe
|June 18, 2025
ZIMBILI VILAKAZI BASOLA ozakwabo ebuthisheleni abomndeni kathisha, okuthiwa ushone isigubhukane, kulandela ukungenelwa yizigebengu, ezimfune izindodla zemali yempesheni.
-
UNkk Sizakele Biyela (61) waseNkangala, eNkandla, ushonele esibhedlela sendawo ngoLwesithathu olwedlule, kulandela ukungenelwa yizigebengu ngoLwesibili.
Elandisa ngodaba umyeni kamufi, uMnuz Mtobozeni Biyela, uthe abasolwa abane babangenela ngoLwesibili olwedlule, ngezikhathi zasebusuku.
Uthe yena wayesecambalele ekameleni labo, umufi kade ehleli nendodana yabo kwelinye ikamelo, eyozela, yalala.
"Wasukuma waqoqa isitsha eyayikade idla ngaso, wasiyisa ekhishini. Esekhona ekhishini, kwezwakala umsindo omkhulu kanti abasolwa sebebhodloza umnyango, bangena ngaphakathi," kusho uBiyela. Uthe waphuma ekameleni ezobheka ukuthi kwenzekani, wazithela phezu kwabasolwa abane, beqhuba umkakhe bezomfaka ekameleni labo.
Uthe ngaleso sikhathi indodana nayo yaphaphama kodwa yacasha ku-wardrobe, wathi sebebahlalise phansi ekalemeleni, bathi kumkakhe "wena gogo sifuna izikhiye zemoto yakho nama-millions asanda kuphuma empesheni".
"Baze bathi obathumile ubatshelile ukuthi isiphumile le mali," kusho uBiyela, okuqinsekisile lokhu, ethi umkakhe ugcine emsebenzini ngoDisemba 2024.
このストーリーは、Isolezwe の June 18, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing
LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.
2 mins
June 15, 2026
Isolezwe
Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo
UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.
1 mins
June 15, 2026
Isolezwe
USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani
I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.
1 min
June 15, 2026
Isolezwe
Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini
UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli
SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades
IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta
UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Listen
Translate
Change font size

