कोशिश गोल्ड - मुक्त
Basakhala ngamaphoyisa adubula itekisi engafanele
Isolezwe
|July 07, 2025
UKHALA ngokungazisoli kwamaphoyisa, umndeni womgibeli okugcine kumenela esibhedlela, kulandela ukudutshulwa kwetekisi amaphoyisa ayeyifanisa neyayiduniwe.
Lesi sigameko esashiya abagibeli ababili belimele kanzima, senzeka ngoJuni 25 kulo nyaka, emgwaqweni uSalt Rock Link eMhlali.
Kulabo bagibeli, kwakukhona noMnuz Zithulele Doyisa (46) waseMthwalume. Ngokusho kwesihlobo, uMnuz Andile Luthango, uDoyisa, obengcwatshwa izolo, washona emva kwezinsuku ezintathu kwenzeke isigameko.
Uthe kubahlukumezile emoyeni okwenziwe amaphoyisa.
यह कहानी Isolezwe के July 07, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Isolezwe
Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba
ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.
1 min
April 17, 2026
Isolezwe
Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana
INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela
1 min
April 16, 2026
Isolezwe
Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho
ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana
1 mins
April 16, 2026
Isolezwe
Indida ngobufakazi obusha ngokubulawa kwephoyisa loMkhandlu we Theku
UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, uNongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa eMkhandlwini weTheku, uCaptain Zwelakhe Thomas Ntombela
3 mins
April 16, 2026
Isolezwe
ObeseKhozini ubuyele kwezemfundo wahlomula nango-R2.8 million
KUFAKAZELEKE isisho sesiZulu esithi, \"ukuwa kwendlu wukuvuka kwenye\" kowayengumsakazi woKhozi FM, uLucky Nkosi, osekuvele izindaba zokuthi ubuyela emkhakheni wezemfundo ayevele ewusheba nokusakaza
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
INdlunkulu ibuyele obhukwini lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu
SELUPHINDE lwavutshelwa kabusha uthuthuva lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu, obekucatshangwa ukuthi usuphelile kulandela ukuvumbuka kwenselelo ephonswa uMntwana uMbonisi kaBhekuzulu, ofuna iNkantolo yoMthethosisekelo ibuyekeze isinqumo esavuna ubukhosi beSilo uMisuzulu kaZwelithini
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
Umculi ugqugquzela ozakwabo ukungenela iComrades
UMCULI oyilungu leqembu i-Afrosoul ufuna ukugqugquzela ozakwabo ngokubaluleka kokuzivocavoca ukuze bagweme izifo
1 mins
April 15, 2026
Isolezwe
Utholwe esebanda oshiywe esigangeni 'obebamba eyemali"
UTHOLWE esebanda emotweni elaxazwe esigangeni eduzane nomfula, omunye wabasolwa abebeyingxenye yokubanjwa kwemoto ethwala imali, eKranskop, ngoMsombuluko
1 min
April 15, 2026
Isolezwe
Usathuka izanya uthishanhloko obethunjwe watholwa eboshiwe eNanda
UBONGA awuphezi ukuthi utholwe esadla anhlamvana umndeni kathishanhloko wesinye sezikole eDonnybrook, kodwa ohlala eMkhazini, ngaseFolweni, othunjwe amadoda angaziwa ngeSonto ebusuku
1 min
April 14, 2026
Listen
Translate
Change font size
