कोशिश गोल्ड - मुक्त
INdlunkulu ibuyele obhukwini lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu
Isolezwe
|April 15, 2026
SELUPHINDE lwavutshelwa kabusha uthuthuva lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu, obekucatshangwa ukuthi usuphelile kulandela ukuvumbuka kwenselelo ephonswa uMntwana uMbonisi kaBhekuzulu, ofuna iNkantolo yoMthethosisekelo ibuyekeze isinqumo esavuna ubukhosi beSilo uMisuzulu kaZwelithini
ISILO uMisuZulu kaZwelithini Isithombe: SIPHAMANDLA MBHELE | KZN DSAC
(SIPHAMANDLA MBHELE | KZN DSAC)
Ukuvuswa kwaleli cala, kubuyisela iNdlunkulu kwesinye isibindolo sempicabadala yomdonsiswano ngeSihlalo, oklaye abaNtwana bayinhlakanhlaka esabekayo.
UMntwana uMbonisi kanye nabanye abaNtwana baseNdlunkulu, bafuna ukuthi iNkantolo yoMthethosisekelo, iguqule isinqumo sayo esivuna isinqumo sikaMengameli Cyril Ramaphosa, sokuvuma ukuqokwa kweSilo.
INkantolo yoMthethosisekelo yachitha isicelo sikaMntwana uMbonisi nabanye sokuba baphonsele inselelo isinqumo seNkantolo yaMacala aDlulisiwe, esivuna uRamaphosa, ngoFebhuwari. Ngesikhathi kuphuma lesi sinqumo, abaningi babezitshela ukuthi sebefike kwangqingetshe labo abaphikisa ukuqokwa kweSilo njengoba iNkantolo yoMthethosisekelo ingeyokugcina.
यह कहानी Isolezwe के April 15, 2026 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Imashi 'ngembudane yecala' lokufa kukaMeyiwa
BAHLONGOZA ukungena emgwaqweni bamashe abazibiza ngeFriends of Senzo Meyiwa Family njengoba bekhala ngokuningi abathi bakholwa wukuthi kuyabhimba ekuqulweni kwaleli cala
1 min
April 30, 2026
Isolezwe
Izeluleko ezihlomise osomabhizinisi
'SONKE sikhule sazi ukuthi ibhizinisi elithuthukayo noma eselichumile yilelo elinesitolo okwazi ukungena uthenge impahla noma umkhiqizo othile kusona, kepha ngenxa yesikhathi esiphila kusona - kufana nokuzibambezela ukubambelela kuleyo ndlela
1 min
April 30, 2026
Isolezwe
Ikhwelo kwabahlukunyezwe udokotela oboshelwe awocansi
ULINDELEKE avele namuhla eNkantolo yeMantshi yaseMadadeni udokotela oboshelwe amacala okunukubeza ngokocansi iziguli ezine zesifazane.
1 min
April 30, 2026
Isolezwe
UMfundisi uxoshelwe ukudla u-R200 000 webandla
BHANTSHI ligcwale umoya kuMfundisi webandla laseMzimkhulu iFaith Centre ngemuva kokuba esolwe amakholwa ngokweba u-R200 000
1 mins
April 29, 2026
Isolezwe
Isigwebo esinzima kobeyisikhulu samaphoyisa
INKANTOLO yesiFunda sasePinetown, izolo iligixabeze iminyaka engu-17 libhadla ejele iphoyisa elalidumile KwaZuluNatal, uKhephu Ndlovu
1 mins
April 29, 2026
Isolezwe
Uchatha emklomelweni wabazonqoba kumaBambelela
BAZOHLEKA bodwa osomabhizinisi abasafufusa abawu-20 abazokhethwa ohlwini lwabawu-128 abangenele umncintiswano wokuthola uxhaso lokufukula osomabhizinisi amaBambelela Business Awards, ahlelwa yiHollywood Foundation
1 min
April 29, 2026
Isolezwe
Izinkanyezi
ARIES: Mar 21 - Apr 19 QAPHELA ukuthi ukuba manqika nokungaqondisisi ezinye izinto, akuphazamisi ubudlelwano nomngani wakho
2 mins
April 28, 2026
Isolezwe
Izikhalo behlulwa kumaMetro
IKHULU isililo ezintokazini zaKwaZulu-Natal, uZee Nxumalo noNaledi Aphiwe, okuthe ngoMgqibelo, zabuya zishwiba izandla emcimbini wezindondo amaMetro FM Music Awards.
1 min
April 28, 2026
Isolezwe
Umafikizolo usethembe umklomelo ngomaqondana
UMCULI kamaskandi okwabangaconsi phansi kule ndima, Umafikizolo, usethembise ukuqhubeka ajabulise abalandeli bomculo wakhe nabelashwe yizingoma ezinomyalezo wothando
1 min
April 28, 2026
Isolezwe
Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa
UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto
1 mins
April 24, 2026
Listen
Translate
Change font size
