Facebook Pixel Lokhu kuthwasa kwanoma ngubani kwandiswa yindlala yesisu neyolwazi | Isolezwe - newspaper - इस कहानी को Magzter.com पर पढ़ें

कोशिश गोल्ड - मुक्त

Lokhu kuthwasa kwanoma ngubani kwandiswa yindlala yesisu neyolwazi

Isolezwe

|

June 24, 2025

KUNOMBUZO ojulile othunyelwe omunye wabalaleli ukuthi kwenziwa yini kube khona lapho izingane noma abantu bonke basekhaya bazithole sebethwasa? Kokunye uye kugobela, uyafika athi kuzokufanele omunye athwase, kuthi esethwasa bese kukhonjwa omunye futhi naye kuthiwe akathwase.

Lokhu kuthwasa kwanoma ngubani kwandiswa yindlala yesisu neyolwazi

Kanti ukuthwasa lokhu sekwaba yini? Kunamakhaya lapho uke uthole ukuthi izingane azigani, abaganwa nabafana, amantombazane uma ezalele ekhaya kawahlawulwa. Uma niphuma nihamba, kulapho kuyaye kuthiwe khona thwasani nonke. Uma kungenjalo kuthiwe kufanele nimiselwe igobongo.

Inkinga enkulu ebhekene nabantu esithi siyabelapha inhlupheko nosizi. Lokhu kokubili kwenza ukuthi noma ususatshiswa ngokuthi uzovelelwa ukuthi nokuthi, ungabe usacabanga ngisho ukucabanga ukuthi lokhu otshelwa khona akukho kangakanani. Imindeni eminingi - cishe yethu sonke thina bantu abamnyama - inabo okhokho ababephila ngempande nakuba babengathwasile kodwa uthole ukuthi umuntu uyifunde ekhaya kumkhulu, abelokhu ehlala naye. Kokunye afundiswe ekhula ukwelapha.

Uma bonke labo bantu sebehambile emhlabeni bazobuya ngemimoya sebethi nawe yenza njengalokhu babenzile ukuze ungabulawa yindlala. Into ezokwenzeka ukuba namaphupho osuzosuka uphume uhambe uthi uyokuzwa, kanti usuyazithela endlaleni kamelaphi. Lokhu kuzogqama kuwona wonke umuntu emndenini bese kuthiwa akuthwase wonke umuntu ekhaya.

Isolezwe

यह कहानी Isolezwe के June 24, 2025 संस्करण से ली गई है।

हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।

क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं?

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Usomatekisi uchaza ngokwenze wafuna umagondana kwiTV

UBEFUNA indlela ezomenza athembeke kuphathina wakhe uma esemtholile usomatekisi waseSoweto, uKelebogile \"Trivi K\" Morake (26), ngoLwesihlanu obonakale ohlelweni iMageza Want a Wife, kuMzansi Magic

time to read

1 min

May 05, 2026

Isolezwe

Babalisa ngesibhaxu sonogada ezitimeleni

BABALISA ngesibhaxu abathi basithola konogada benkampani yakwaPrasa abagibeli bezitimela ezihamba phakathi kwaseMlaza nasedolobheni iTheku

time to read

2 mins

May 05, 2026

Isolezwe

Luyashuba olwamakhosi 'aghathwa uButhelezi'

LUYA ngokushuba udaba lwamakhosi amabili aseMzimkhulu abhekene ngeziqu zamehlo ngombango wendawo iMfulamhle

time to read

2 mins

May 05, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Abafundi bafunelwa usizo lomfaniswano kulandela umlilo

UMNYANGO wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal uphezu kwezihlelo zokutholela inqwaba yabafundi basemijondolo eyakhele umqwaqo uQuarry Road, eThekwini, umfaniswano wesikole ukuze basheshe babuyele esikoleni

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UMthandeni ucele umkhuleko emuva kwengozi yemoto

ISIHLABANI somculo kamaskandi, uMthandeni \"Igcokama Elisha\" Manqele, sicela imikhuleko emuva kokuba izinsizwa ezisebenza nazo zehlelwe yingozi yemoto

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

UKhuzani ubonge uxhaso ngedili lama-Blue Nation

UMCULI kamaskandi, uKhuzani Mpungose odume ngeleNdlamlenze, usememezele ukuthi uma kuvuma izimo, umcimbi i-Blue Nation Festival uzoza eThekwini, ngonyaka ozayo

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Bahlongoza ukuvala iKZN abakhala ngoDuma 'okhokhela obhululu'

BANGASE bavale isifundazwe sonke ngokhukhulelangoqo wesiteleka osonkontileka abakha imigwaqo, abakhala ngokungakhokhelwa wuMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal, kusuka nyakenye

time to read

1 min

May 04, 2026

Isolezwe

Badunyazwe 'inhlabathi' enkulumweni kaMkhwanazi abalwa nobugebengu

UMSUNGUlI weThekwini Neighbourhood Watch, uMnuz Andile Jali, uwathole enenhlabathi amazwi ashiwo uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, kulandela ukubulawa kwamalungu abo amathathu eBhambayi, eNanda, ngoMgqibelo

time to read

2 mins

May 04, 2026

Isolezwe

Imashi 'ngembudane yecala' lokufa kukaMeyiwa

BAHLONGOZA ukungena emgwaqweni bamashe abazibiza ngeFriends of Senzo Meyiwa Family njengoba bekhala ngokuningi abathi bakholwa wukuthi kuyabhimba ekuqulweni kwaleli cala

time to read

1 min

April 30, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izeluleko ezihlomise osomabhizinisi

'SONKE sikhule sazi ukuthi ibhizinisi elithuthukayo noma eselichumile yilelo elinesitolo okwazi ukungena uthenge impahla noma umkhiqizo othile kusona, kepha ngenxa yesikhathi esiphila kusona - kufana nokuzibambezela ukubambelela kuleyo ndlela

time to read

1 min

April 30, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size