Essayer OR - Gratuit
URayners uxwayisa abeSundowns kwiFifa Club World Cup
Isolezwe
|June 19, 2025
UJABULE sakuzikhuza umgadli weMamelodi Sundowns, u-Iqraam Rayners, okube wubuqhawe bakhe obufake u-R210 million ephaketheni laleli qembu eliyiqale ngewini iFifa Club World Cup eqhubeka e-United States of America (USA) kuze kuba uJulayi 13.
URayners (30) ophikelwe amagoli amabili yi-Video Assistant Referee (VAR), uwinise iSundowns ngo 1-0 emdlalweni ka-Group F ibhekene ne-Ulsan HD yaseSouth Korea ezintatha zayizolo e-Inter & Co Stadium, eFlorida, e-USA.
Ngenxa yombani, lo mdlalo uqale sekudlule ihora esikhathini obekufanele uqale ngaso.
“Angikwazi ukufihla injabulo yokuqala ngamaphuzu amathathu ngoba lokhu kufakazela ukuthi konke ebesihlele ukukwenza sihlale kukona kwaze kwaba umdlalo uyaphela,” kusho uRayners esithangamini nabezindaba esiqoshwe yithimba laleli qembu labezindaba ngemuva komdlalo.
Cette histoire est tirée de l'édition June 19, 2025 de Isolezwe.
Abonnez-vous à Magzter GOLD pour accéder à des milliers d'histoires premium sélectionnées et à plus de 9 000 magazines et journaux.
Déjà abonné ? Se connecter
PLUS D'HISTOIRES DE Isolezwe
Isolezwe
Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa
UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto
1 mins
April 24, 2026
Isolezwe
UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo
USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange
NOKUBONGWA PHENYANE
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa
UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa
1 min
April 23, 2026
Isolezwe
Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu
ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni
1 min
April 22, 2026
Isolezwe
Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese
UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphelile ngabafundi bakaJesu
KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Listen
Translate
Change font size

