Intentar ORO - Gratis
Bafuna izimpendulo ngokuthiwa ubulawe wugandaganda
Isolezwe
|June 02, 2026
UFUNA izimpendulo ezizwakalayo umndeni wowesilisa waseDriefontein, oThongathi, kulandela isigameko sokufa kwakhe emsebenzini ngoMgqibelo, kuthiwa ushayiswe ugandaganda.
UMnuz Pat Mthembu (54) odabuka kuyo le ndawo, kuthiwa ushayiswe ugandaganda endaweni egcina ogandaganda epulazini likamoba.
Ngokusho kwesihlobo esicele ukungadalulwa, uMthembu ushayelwe ucingo esekhaya, kwathiwa akaphuthume emsebenzini, azosebenza.
Isihlobo sithi batshelwe ukuthi ngesikhathi efika uqale wayosebenza emasimini njengenjwayelo, ngaphambi kokuba abizelwe endaweni egcina ogandaganda, ukuba ayoshintsha izingola kwababili.
"Bathe yilapho ugandaganda owodwa uvele wamshayisa khona, washona," kusho isihlobo.
Sithe okubadidayo wukuthi isidumbu sakhe basifice siseduze kwesondo likagandaganda, kodwa lingasicindezele.
Esta historia es de la edición June 02, 2026 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
Kuhambe induna yabalandeli beNdlamlenze
ISIHLABANI sikamaskandi, uKhuzani \"Indlamlenze\" Mpungose, sigqemeke udume lwengozi sishiywa emhlabeni yinduna yabalandeli baso baKwaNongoma, uXolani \"Sdakamizwa\" Mathe.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Owe-kwaito necwecwe lohambo lweminyaka ewu-25 emculweni
U MCULI wekwaito uNkiyase Mondlana-Mbatha usedalule ukuthi uzosebenzisa icwecwe lakhe lesihlanu ukugubha iminyaka engaphezu kuka-25 esendimeni yezobuciko, nokuzoba yindlela yokukhombisa abeza ngemva kwakhe okungabasiza ukubukela esigabeni akusona.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Bazophunyuzwa wukuboshwa kwesoka elisolwa ngokubulala
UMNDENI wowesifazane ongasekho waseShakashead, KwaDukuza, ufuna amaphoyisa athungathe uyise wengane yakhe, ambophe, kulandela ukuvela kwezinsolo zokuthi umbulale ngoshevu.
2 mins
June 02, 2026
Isolezwe
Bafuna izimpendulo ngokuthiwa ubulawe wugandaganda
UFUNA izimpendulo ezizwakalayo umndeni wowesilisa waseDriefontein, oThongathi, kulandela isigameko sokufa kwakhe emsebenzini ngoMgqibelo, kuthiwa ushayiswe ugandaganda.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Abamaloli basola amaphoyisa ngendluzula
ABENHLANGANO elwela amalungelo abashayeli bamaloli, i-All Truck Drivers Forum and Allied South Africa (ATDF-ASA) sebesole amaphoyisa ngokusebenzisa amandla awo kabi.
2 mins
June 01, 2026
Isolezwe
UJay-Z ugadle kuNicki Minaj kwasuka ukushisa
KUSUKE umsindo enkundleni yokuxhumana i-X emva kokuba umrepha, uJay-Z, egxibhe uNicki Minaj waze wafaka negama lomyeni wakhe ongumlingisi, uKenneth Petty.
1 min
June 01, 2026
Isolezwe
Ubuyela eNorth West umcimbi wezindondo
U BUYELA esifundazweni iNorth West, owaqala kuso ngesikhathi usungulwa umcimbi wezindondo amaSouth African Music Awards (Sama).
1 min
June 01, 2026
Isolezwe
Uvalo kudutshulwa abangu-13 bebuka ibhola
NAMANJE akuvumi ukuthi bakukholwe okwenzekile abantu baseNsimbini, eMayville, ngeSonto ngemuva kokuba kudutshulwe abantu abangu-13 ebebehlezi bebuka ibhola endaweni yokucima ukoma yakuyona le ndawo.
2 mins
May 29, 2026
Isolezwe
Idili lomculo kacothoza ePlayhouse
KUZOBE kusina kudedelana amaqembu omculo wesicathamiya eThe Playhouse, eThekwini, kusasa njengoba kuzobe kunomcimbi wesibili owaziwa ngokuthi Isicathamiya Concert.
1 min
May 29, 2026
Isolezwe
I-The Ascots nobumnandi bekhethelo kwiHDJ
ABACULI abadume emhlabeni jikelele futhi abagokwe kumaGrammy, uBryson Tiller, Masego noSwae Lee bazoba yingxenye yobukhazikhazi beHollywoodbets Durban July (HDJ) yanonyaka, njengoba i-Ascots ilungiselela ukubamba iqhaza kule ndumezulu eseGreyville, eThekwini, ngoJulayi 4.
1 min
May 29, 2026
Listen
Translate
Change font size
