Facebook Pixel ISilo sikhuze osomatekisi ngobulwane | Isolezwe - newspaper - Lee esta historia en Magzter.com
Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Obtenga acceso ilimitado a más de 9000 revistas, periódicos e historias Premium por solo

$149.99
 
$74.99/Año

Intentar ORO - Gratis

ISilo sikhuze osomatekisi ngobulwane

Isolezwe

|

April 07, 2026

SILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini sixwayise ngokuthi impi eqhubeka e-Iran izoba nomthelela omubi ukwedlula ngisho ubhubhane iCorona, saphinde saxwayisa osomatekisi abaphathisa abantu okwezilwane

- SABELO NSELE

ISilo sikhuze osomatekisi ngobulwane

UMHOLI webandla iCFCI, uMphostoli Collins Dhlomo neSilo uMisuzulu, uNdlunkulu uSihle Mdluli noMphostolikazi uNomusa Dhlomo, enkonzweni yePhasika ebihanjelwe yiMbube, eSikhahleni Isithombe: SITHUNYELWE

(SITHUNYELWE)

ISilo sithe impi ephakathi kweMelika ne-Iran, izomisa umhlaba wonke iphinde iphazamise ukuthuthwa kokudla namaphilisi. Sikusho lokhu ngesikhathi sikhuluma enkonzweni yePhasika ebisebandleni iCovenant Fellowship Church International (CFCI) eSikhaleni.

IMbube inxuse amakholwa ukuba akhulekele ukuphela kwempi.

"Thina siphuma kwiCovid-19 kodwa lesi simo engicela ukuthi sisikhulekele njengesizwe, sizodlula iCovid uma singasikhulekeli. Ngiyacela Zulu, ngiyacela. Sizodlula iCovid. Umhlaba uzoma nse ngodilizi nje nophethroli.

MÁS HISTORIAS DE Isolezwe

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 QAPHELA ukuthi ukuba manqika nokungaqondisisi ezinye izinto, akuphazamisi ubudlelwano nomngani wakho

time to read

2 mins

April 28, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izikhalo behlulwa kumaMetro

IKHULU isililo ezintokazini zaKwaZulu-Natal, uZee Nxumalo noNaledi Aphiwe, okuthe ngoMgqibelo, zabuya zishwiba izandla emcimbini wezindondo amaMetro FM Music Awards.

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Umafikizolo usethembe umklomelo ngomaqondana

UMCULI kamaskandi okwabangaconsi phansi kule ndima, Umafikizolo, usethembise ukuqhubeka ajabulise abalandeli bomculo wakhe nabelashwe yizingoma ezinomyalezo wothando

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa

UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto

time to read

1 mins

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo

USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange

NOKUBONGWA PHENYANE

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa

UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa

time to read

1 min

April 23, 2026

Isolezwe

Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu

ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni

time to read

1 min

April 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese

UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese

time to read

1 mins

April 22, 2026

Isolezwe

Kuphelile ngabafundi bakaJesu

KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule

time to read

1 mins

April 22, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size