Facebook Pixel Simgculisile esikadilika esigixabezwe umfowabo ngokuzama ukubulala | Isolezwe - newspaper - Lee esta historia en Magzter.com
Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Obtenga acceso ilimitado a más de 9000 revistas, periódicos e historias Premium por solo

$149.99
 
$74.99/Año

Intentar ORO - Gratis

Simgculisile esikadilika esigixabezwe umfowabo ngokuzama ukubulala

Isolezwe

|

April 01, 2026

SIMGCULISILE isigwebo sikadilikajele esinikwe umfowabo, owesilisa waseChesterville, eThekwini, kulandela ukulahlwa yicala lokuzama ukubulala indodana yakhe ngoba ethi uyamyala

- ZIMBILI VILAKAZI

Simgculisile esikadilika esigixabezwe umfowabo ngokuzama ukubulala

USDUDUZO Mavundla olahlwe yicala lokuzama ukubulala indodana kamfowabo

(Isithombe: KZN SAPS)

USduduzo Mavundla (29), ugixabezwe ngodilikajele yiNkantolo yesiFunda saseThekwini ngoMsombuluko, elahlwa yicala lokuzama ukubulala uMpendulo Msweli, owayeneminyaka eyisishiyagalolunye ngesikhathi kwenzeka isigameko ngoJanuwari 2024.

Uyise kaMpendulo, uMnuz Simingezwilenkosi Mavundla, uthe simjabulisile isigwebo, wathi unethemba lokuthi sizoyijabulisa nendodana yakhe.

“Sesizoke sihambe sikhululeke, lungekho uvalo lokuthi kungaphinde kwenzeke ishwa, ayenzakalise isibili indodana yami. Sikhululwa wukuthi okungenani, njengoba evalelwe nje, uyophuma ejele ingane yami isikhulile,” kusho uMavundla.

Ngosuku Iwesigameko kuthiwa olahlwe yicala wayenga umgilwa, owayefike ngokuvakasha kubo kayise eChesterville, wathi abaye esitolo ayomthengela amachips. Kuthiwa wagcina ezibuyela yedwa emva kwesikhathi umgilwa engekho, kwathi uma ebuzwa ngaye, wathi yena umnike u-R2 ukuthi ayozithengela ama-chips esitolo, yena waqhubeka nenye indlela.

MÁS HISTORIAS DE Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing

KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3

time to read

1 mins

April 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival

KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka

time to read

1 min

April 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'

'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona

time to read

1 mins

April 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba

ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.

time to read

1 min

April 17, 2026

Isolezwe

Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana

INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela

time to read

1 min

April 16, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho

ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana

time to read

1 mins

April 16, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngobufakazi obusha ngokubulawa kwephoyisa loMkhandlu we Theku

UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, uNongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa eMkhandlwini weTheku, uCaptain Zwelakhe Thomas Ntombela

time to read

3 mins

April 16, 2026

Isolezwe

Isolezwe

ObeseKhozini ubuyele kwezemfundo wahlomula nango-R2.8 million

KUFAKAZELEKE isisho sesiZulu esithi, \"ukuwa kwendlu wukuvuka kwenye\" kowayengumsakazi woKhozi FM, uLucky Nkosi, osekuvele izindaba zokuthi ubuyela emkhakheni wezemfundo ayevele ewusheba nokusakaza

time to read

1 mins

April 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

INdlunkulu ibuyele obhukwini lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu

SELUPHINDE lwavutshelwa kabusha uthuthuva lombango wesihlalo sobukhosi bukaZulu, obekucatshangwa ukuthi usuphelile kulandela ukuvumbuka kwenselelo ephonswa uMntwana uMbonisi kaBhekuzulu, ofuna iNkantolo yoMthethosisekelo ibuyekeze isinqumo esavuna ubukhosi beSilo uMisuzulu kaZwelithini

time to read

1 mins

April 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umculi ugqugquzela ozakwabo ukungenela iComrades

UMCULI oyilungu leqembu i-Afrosoul ufuna ukugqugquzela ozakwabo ngokubaluleka kokuzivocavoca ukuze bagweme izifo

time to read

1 mins

April 15, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size