Intentar ORO - Gratis
Ukhala ngendlela axoshwe ngayo uSgqemeza okhozini
Isolezwe
|April 01, 2026
USIPHO Mbatha, obenza uhlelo lwasekuseni phakathi nezinsuku emsakazweni Ukhozi FM, useveze ukuthi inkontileka yakhe ayivuselelwanga kulo nyaka, hhayi ukuthi uzicelele ukushiya
USgqemeza ukusho lokhu esitatimendeni asikhiphe izolo emini ngemuva kokwenza uhlelo lwakhe lokugcina kulo msakazo. Uthe kummangazile ukubona kwabezindaba ukuthi ubefuna ukushintsha uhlelo alwenzayo ngenxa yomsebenzi wobufundisi. Kodwa uthe abaphathi abayingenanga eyokuvuselela inkontileka yakhe.
Esta historia es de la edición April 01, 2026 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa
UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa
1 min
April 23, 2026
Isolezwe
Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu
ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni
1 min
April 22, 2026
Isolezwe
Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese
UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphelile ngabafundi bakaJesu
KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Isolezwe
Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba
ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.
1 min
April 17, 2026
Isolezwe
Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana
INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela
1 min
April 16, 2026
Isolezwe
Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho
ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana
1 mins
April 16, 2026
Listen
Translate
Change font size

