Intentar ORO - Gratis
Kunemfihlakalo eyabekwa wuMdali ezihlahleni ukuba abantu baphile ngazo
Isolezwe
|July 15, 2025
UNKULUNKULU wadala isimangaliso, izihlahla ezinamaqabunga - ezinye zigcine sezithela izithelo. Lezi zihlahla wazibekela kithina ukuba sibone ukuthi yini esingayenza ngazo ekuziphiliseni.
-
Inkinga enkulu ukuthi lezi zihlahla ziyimpande yokwelapha okungasigulisa nokuziphilisa. Inkinga iqala lapho impande sesiyiphendula iba ngumuthi. Umuthi yilapho leso sihlahla sesiphendulwa, sekuthiwa kungenziwa ukuthi nokuthi ngaso, okungenzeka sekungukuziqambela thina ngokwethu. Kodwa kukhona lapho kuyaye kufike khona owakini kumbe abakini abangasekho bakuqwashise ngokuthi uma uthatha isihlahla esingukuthi, besho impande, ungalapha isifo esingukuthi.
Ngokusho njalo, leyo mpande eyisihlahla isingumuthi. Inhloso yomuthi ukuphilisa, hhayi ukwenza okungekhona. Engikholwa noNkulunkulu izihlahla wazidalela ukuba ziphilise, hhayi ukuba zenze okubi. Kulapho-ke namhlanje ngithi ngiyawesaba umuthi, obekuyimpande nayo obekuyisihlahla.
Ngizosebenzisa igama impande kakhulu ukuchaza lokhu engihlose ukuqwashisa ngakho kule ngosi yanamuhla. Impande yehlukile emithini ngoba umuthi yilokho okunikezwa nokutshelwa lithongo lakho, ongathi omunye ema ethi uyakusebenzisa kungamsebenzeli. Ngakho umuthi yilokhu okusebenzela wena kuphela. Impande yilokho okusebenzela wonke umuntu kahle noma kabi.
Esta historia es de la edición July 15, 2025 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
Abuye ngezinkani amaphara edla umzila edolobheni eThekwini
IMILUTHA yewunga esivimbanise emgwaqweni uChe Guevara (Moore Road) enkabeni yeTheku
1 min
November 07, 2025
Isolezwe
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
1 min
October 29, 2025
Isolezwe
Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha
Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS
1 min
October 28, 2025
Isolezwe
HALALA BAFANA BAFANA!
KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Kwaze 'kwabhizi' eMzansi
EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)
1 min
October 10, 2025
Isolezwe
'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'
U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'
1 min
September 03, 2025
Isolezwe
Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela
KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick
1 min
September 02, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile
UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.
1 min
August 27, 2025
Isolezwe
Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume
INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha
1 min
August 20, 2025
Listen
Translate
Change font size

