Intentar ORO - Gratis
Ngeke basale ngaphandle abangayi kwiHDJ
Isolezwe
|July 04, 2025
BANGEKE bafinyelele enkundleni iHollywoodbets Greyville Racecourse eThekwini lapho kuzobe kunomjaho omkhulukazi wamahhashi iHollywoodbets Durban July, kusasa ngeke basale ngaphandle kokuzobe kwenzeka njengoba kuzosakazwa bukhoma kwiSABC.
Lo mjaho ohambisana nengqephu edida unwabu nobumnandi njengoba kunabaculi noDJ abahlukene, uzosakazwa kwiS3 (SABC 3) nakwi-app iSABC+ bukhoma kusuka ngo-1 emini.
Kuzobe kungesifanayo nakwiSupersport Variety 4 (channel 209) lapho uzobe usakazwa khona kusuka ngo-1 emini. Njengoba kuzobe kulindeleke nosaziwayo abazobe bengazibekile phansi ngemisiko edida unwabu, uZanele Potelwa noKat Sinivasan yibo abazobe bekhombisa futhi bekhuluma nabanemisiko ehehayo.
E-studio kuzobe kunoNeil Andrews, Rahiell Radhakrishna noRachel Venniker besakaza imijaho. Umjaho omkhulu uzokwethulwa wuCarol Tshabalala no-Anthony Delpech.
Esta historia es de la edición July 04, 2025 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
Usizi umndeni ubhubha engozini usendleleni uyojabula
KUBE wusizi emndenini wakwaMnyango eCinci, eMfolozi, injabulo yokuthi kuzoba nomcimbi omncane ekhaya, iphenduka imvula yezinyembezi njengoba kubhubhe izihlobo eziyisithupha engozini yomgwaqo.
1 mins
February 02, 2026
Isolezwe
Udilikajele kowadlwengula unina emsola ngokumhleba
OWESILISA oneminyaka engu-32 ugwetshwe udilakajele eNkantolo yesiFunda eNgwelezane, ngeledlule, emva kokulahlwa yicala lokushaya nokudlwengula unina omzala-i.
1 min
February 02, 2026
Isolezwe
UNaledi nelinye icwecwe noMawelele
INTOKAZI yaseNanda, eThekwini, uNaledi Aphiwe, isiveze ukuthi ibinesifiso sokuthi yenze i-albhamu ephelele noMawelele kodwa ukungabi nesikhathi sokuthi benze lo msebenzi ngonyaka odlule, kuphoqe ukuthi bagcine benze izingoma ezine kuphela ngokuhlanganyela.
1 min
February 02, 2026
Isolezwe
Umculi kamaskandi osematheni uphe abafundi ukudla kwendlebe
UMCULI kamaskandi oqengqeleza phambili ngokudayisa kwengoma yakhe kuma-Official SA Charts (kwi-local Top 10 nakwi-International Top 20), uFeza Langa, ukhuthaze abafundi ngokubaluleka kwesikole
1 mins
February 02, 2026
Isolezwe
UNjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela
U CHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zoKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza (ongasekho emhlabeni), okuvele izindaba zokushona kwakhe ngoMgqibelo ngemva kokuxinwa wukugula.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Bakhalela ubulungiswa 'ngobulawe' esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa
ZIFUNA ubulungiswa izihlobo zowesilisa waseDanganya, eMgababa, kulandela ukushaywa kwakhe aze ashone esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Usobishini umlingisi ngenxa ye-lipstick
UMLINGISI wodumo lukaMawande kwiGenerations, uNambitha Mpumlwana, ubambe umoya ngenxa yecala lokweba abhekene nalo.
1 min
January 30, 2026
Isolezwe
Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?
VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.
2 mins
January 29, 2026
Isolezwe
Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo
UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.
1 min
January 29, 2026
Isolezwe
Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni
SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.
2 mins
January 28, 2026
Listen
Translate
Change font size
