Intentar ORO - Gratis
Ayeneme iMK 'ngokukhethwa kwephela emasini kushushiswa amalungu'
Isolezwe
|July 01, 2025
IQEMBU Umkhonto weSizwe Party (MK) lizwakalise ukungagculiseki ngokukhethwa kwephela emasini uma kushushiswa osopolitiki abasolwa ngamacala okukhwabanisa, inkohlakalo kanjalo nawokushintshisana ngemali.
Lokhu kushiwo okhulumela iqembu, uMnuz Nhlamulo Ndhlela izolo, kulandela ukudedelwa ngebheyili ka-R50 000 umuntu emunye kukaMnuz Brian Molefe noMnuz Siyabonga nabanye ababili. UMolefe noGama, abangamalungu eMK ePhalamende likazwelonke, basolwa ngokukhwabanisa u-R93 million wethenda yakwaTransnet, abasolwa ngayo eminyakeni ebalelwa kweyishumi eyedlule. Laba ababili kuthiwa bazihambise bona emaphoyiseni izolo ekuseni, kwalalelwa isicelo sabo sebheyili eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge eGoli.
UNdhlela uthe nakuba bekuqonda ukuthi ukuboshwa kwabo kusuka ezinsolweni zokwenzeka besasebenza eTransnet kodwa kukhona abadinga ukukucacisa ngalokhu osekuhlaluka manje.
Esta historia es de la edición July 01, 2025 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe
UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela
BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.
1 mins
February 25, 2026
Isolezwe
Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni
Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Utholwe elenga nezidumbu zamadodakazi owesilisa waseVerulam
KUSOLWA ukuthi uqale wabulala amadodakazi akhe amabili eneminyaka engu-4 nengu-7, owesilisa (37) waseVerulam, eThekwini, yena wase ezikhunga.
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards
NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14
SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.
2 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko
BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.
1 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Isibuyele eMzumbe indodana kaMseleku abekhala ngayo
ISIVEZE ukuthi izobuyela ekhaya lakubo elikhulu elizeMzumbe, indodana endala kaMusa Mseleku, uMpumelelo, ngemuva kokuvela kwesiqephu esishiye abaningi bemangele ngendlela umuzi obukeka ngayo, njengoba kungasahlali muntu khona.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
I-SABC ichitha amahlebezi ngokunyamalala kukaDJ Sbu
I-SABC ikuchithile ukuthi ukunyamalala komsakazi wohlelo lwasekuseni kwiRadio 2000, uSbusiso \"DJ Sbu\" Leope, kuhlangene nokuvela kwegama lakhe kwiKhomishini kaMadlanga.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Kunabangaphandle kwabangu-16 000 abahlala emigwaqweni e Thekwini
KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele, ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini.
1 min
February 23, 2026
Listen
Translate
Change font size

