Intentar ORO - Gratis

Imvunge owashiya ezoshushiswa komunye umnyango evumbuka kowezeMfundo

Isolezwe

|

June 27, 2025

Z ISHAYA amakhala izinyunyana zothisha KwaZulu-Natal, ngesinye sezikhulu esasula sisabhekene nokuqondiswa ubugwegwe eMnyangweni wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu esifundazweni okuthiwa "sizovumbuka" eMnyangweni wezeMfundo khola belu eKZN.

- MHLENGI SHANGASE noSABELO NSELE

Lesi sikhulu esingeke sidalulwe ngoba singatholakalanga ukuze siphawule, kulindeleke ukuthi siqale ukusebenza eMnyangweni wezeMfundo ngenyanga ezayo, kanti kuthiwa sizophatha isikhundla esiphezulu.

Umthombo weSolezwe oseminyangweni yomibili, uveze ukuthi lesi sikhulu nabanye abasebenzi basule ngoJanuwari, kulo nyaka, besalinde uhlelo lokuqondiswa ubugwegwe.

"Uzokhumbula ukuthi kunezikhulu ezamiswa ngoSepthemba, nyakenye, nguMphathiswa uMfu Thulasizwe Buthelezi, ngenxa yokukhwatshaniswa kwemali kubhekwe okhethweni lwangonyaka odlule. Lesi sikhulu sisule ngoJanuwari, kulo nyaka, sahamba singashushiswanga. Manje kuyasixaka ukuthi 'sizoqashwa' eMnyangweni wezeMfundo obhekene nenkinga yezezimali ekubeni sahamba ngenxa yokukhwabanisa imali," kusho umthombo.

MÁS HISTORIAS DE Isolezwe

Isolezwe

Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo

ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.

time to read

2 mins

January 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo

NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.

time to read

1 min

January 15, 2026

Isolezwe

Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric

IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.

time to read

1 min

January 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith

KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing

SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha

BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela

NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric

SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.

time to read

1 mins

January 13, 2026

Isolezwe

Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele

LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.

time to read

1 min

January 13, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Itwetwe liphonse umlingisi ekubhaceni

UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, usehamba ethuka izanya kulandela ukubulawa komunye wofakazi ebebegeqa amagula kwiKhomishini kaMadlanga, uMarius van der Merwe.

time to read

1 min

January 12, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size